Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • IHubo 112:4
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    •  4 Kwabaqotho ukhanya njengesibani ebumnyameni. +

      ח [Heth]

      Unozwela* nesihe + futhi ulungile.

  • IzAga 4:18
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 18 Kodwa indlela yabalungile injengokukhanya okukhulu kwasekuseni

      Okuya kukhanya nakakhulu kuze kube semini. +

  • Isaya 30:26
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 26 Ukukhanya kwenyanga egcwele kuyoba njengokukhanya kwelanga; nokukhanya kwelanga kuyoba namandla ngokuphindwe kasikhombisa, + njengokukhanya kwezinsuku eziyisikhombisa, ngosuku uJehova abopha ngalo ukuphuka kwabantu bakhe, + apholise nenxeba elibi lomvimbo obangelwe nguye. +

  • Mika 7:9
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    •  9 Ulaka lukaJehova ngizoluthwala

      —Ngoba ngonile kuye +—

      Kuze kube yilapho esingatha icala lami angenzele ubulungisa.

      Uyongikhiphela ekukhanyeni;

      Ngiyokubona ukulunga kwakhe.

Zulu Publications (1975-2025)
Phuma
Ngena
  • IsiZulu
  • Thumela
  • Okukhethayo
  • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
  • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
  • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • JW.ORG
  • Ngena
Thumela