Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • Numeri 10:10
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 10 “Ngisho nangezinkathi zenu zenjabulo +—emikhosini yenu + nasekuqaleni kwezinyanga zenu—kufanele nishaye amacilongo nishayele iminikelo yenu eshiswayo + nemihlatshelo yenu ehlanganyelwayo; + ayosebenza njengesikhumbuzo kini phambi kukaNkulunkulu wenu. NginguJehova uNkulunkulu wenu.” +

  • 1 IziKronike 15:28
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 28 Wonke ama-Israyeli ayekhuphula umphongolo wesivumelwano sikaJehova ememeza ngenjabulo, + eshaya uphondo, amacilongo, + amasimbali, ekhalisa kakhulu izinsimbi zomculo ezinezintambo namahabhu. +

  • 2 IziKronike 29:27
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 27 UHezekiya wayala ukuba kunikelwe umhlatshelo oshiswayo e-altare. + Ngesikhathi umnikelo oshiswayo uqala, kwaqala nengoma kaJehova namacilongo, elandela ukuqondisa kwezinsimbi zomculo zikaDavide inkosi yakwa-Israyeli.

Zulu Publications (1975-2025)
Phuma
Ngena
  • IsiZulu
  • Thumela
  • Okukhethayo
  • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
  • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
  • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • JW.ORG
  • Ngena
Thumela