Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • Eksodusi 15:26
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 26 Wathi: “Uma uzolilalelisisa izwi likaJehova uNkulunkulu wakho, wenze okulungile emehlweni akhe, ulalele imiyalo yakhe, ugcine yonke imithetho yakhe, + ngeke ngehlisele kuwe nesisodwa sezifo engizehlisele kwabaseGibhithe; + ngoba mina Jehova ngiyakwelapha.” +

  • IHubo 41:3
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    •  3 UJehova uyomsekela okhukhweni lokugula; +

      Uyomnakekela lapho egula.

  • IHubo 147:3
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    •  3 Upholisa izinhliziyo eziphukile;

      Abophe amanxeba abo.

  • Isaya 33:24
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 24 Akekho ohlala khona oyothi: “Ngiyagula.” +

      Abantu abahlala ezweni bayoxolelwa iziphambeko zabo. +

  • Jakobe 5:15
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 15 Umthandazo wokholo uyokwenza ogulayo* alulame, uJehova* amphilise. Futhi, uma enze izono, uyothethelelwa.

  • IsAmbulo 21:4
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 4 Uyosula zonke izinyembezi emehlweni abo, + ukufa ngeke kusaba khona, + noma ukulila noma ukukhala noma ubuhlungu ngeke kusaba khona. + Izinto zakudala sezidlulile.”

Zulu Publications (1975-2025)
Phuma
Ngena
  • IsiZulu
  • Thumela
  • Okukhethayo
  • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
  • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
  • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • JW.ORG
  • Ngena
Thumela