IHubo 12:5 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 5 “Ngenxa yokuthi abahluphekile bayacindezelwa,Ngenxa yokububula kwabampofu, +Ngizothatha isinyathelo,” kusho uJehova. “Ngizobakhulula kulabo abababukela phansi.”* IzAga 22:22, 23 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 22 Ungamphangi umuntu ompofu ngoba nje empofu, +Futhi ungamchobozi umuntu ophansi esangweni ledolobha, +23 Ngoba uJehova ngokwakhe uyomela udaba lwabo +Athathe ukuphila kwalabo ababaphangayo. Jakobe 5:4 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 4 Bhekani! Iholo enilibambele izisebenzi ezivune amasimu enu liyaqhubeka limemeza, futhi izicelo zosizo zabavuni zifinyelele ezindlebeni zikaJehova* wamabutho. +
5 “Ngenxa yokuthi abahluphekile bayacindezelwa,Ngenxa yokububula kwabampofu, +Ngizothatha isinyathelo,” kusho uJehova. “Ngizobakhulula kulabo abababukela phansi.”*
22 Ungamphangi umuntu ompofu ngoba nje empofu, +Futhi ungamchobozi umuntu ophansi esangweni ledolobha, +23 Ngoba uJehova ngokwakhe uyomela udaba lwabo +Athathe ukuphila kwalabo ababaphangayo.
4 Bhekani! Iholo enilibambele izisebenzi ezivune amasimu enu liyaqhubeka limemeza, futhi izicelo zosizo zabavuni zifinyelele ezindlebeni zikaJehova* wamabutho. +