-
Eksodusi 24:4IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
-
-
4 Ngakho uMose wawabhala phansi wonke amazwi kaJehova. + Wavuka ekuseni kakhulu wakha i-altare nezinsika ezingu-12 phansi kwentaba ngokuvumelana nezizwe zakwa-Israyeli ezingu-12.
-
-
Numeri 12:8IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
-
-
8 Ngikhuluma naye ubuso nobuso + ngokukhululekile, hhayi ngamazwi adidayo; futhi ubona ukubonakala kukaJehova. Pho kungani nina ningesabanga ukukhuluma kabi ngenceku yami, ukukhuluma kabi ngoMose?”
-