-
2 Samuweli 15:2, 3IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
-
-
2 U-Absalomu wayevuka kusesekuseni ame eceleni komgwaqo oya esangweni ledolobha. + Noma nini lapho kunomuntu onecala okumele liyoqulwa enkosini, + u-Absalomu wayembiza athi: “Uvela kuliphi idolobha?” yena athi: “Inceku yakho ivela kwesinye sezizwe zakwa-Israyeli.” 3 U-Absalomu wayethi kuye: “Uyazi ukhuluma iqiniso, kodwa akukho muntu enkosini ozolalela udaba lwakho.”
-
-
IHubo 31:18IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
-
-
18 Kwangathi labo abanamanga bangaphelelwa amazwi, +
Labo abakhuluma ngokuqhosha nangokwedelela ngolungile.
-