-
2 Samuweli 3:28, 29IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
-
-
28 Lapho kamuva uDavide ezwa ngakho, wathi: “Mina nombuso wami asinacala phambi kukaJehova kuze kube phakade ngegazi + lika-Abhineri indodana kaNeri. 29 Kwangathi lingabuyela phezu kwekhanda likaJowabe + naphezu kwawo wonke umndeni kayise. Kwangathi endlini kaJowabe kungahlale kunomuntu ophuma ukungcola esithweni sangasese + noma onochoko + noma osebenza ngenduku yokuphotha* noma obulawa ngenkemba noma oswele ukudla!” +
-