23 Lapho u-Ahithofeli ebona ukuthi kwakungenziwanga ngokuvumelana neseluleko sakhe, wagibela imbongolo wahamba waya emzini wakhe edolobheni lakubo. + Ngemva kokunikeza umndeni wakhe iziyalezo, + wazilengisa wafa. + Ngakho wangcwatshwa emathuneni okhokho bakhe.