Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • IHubo 18:35
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 35 Unginika ihawu lakho lensindiso, +

      Isandla sakho sokudla siyangisekela,

      Ukuthobeka kwakho kungenza ngibe mkhulu. +

  • IHubo 138:6
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    •  6 Nakuba uJehova ephakeme, uyamqaphela othobekile, +

      Kodwa ozikhukhumezayo umazela kude kuphela. +

  • Isaya 57:15
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 15 Yilokhu Lowo oPhakeme futhi Omkhulu akushoyo,

      Ohlala kuze kube phakade + ogama lakhe lingcwele: +

      “Ngihlala endaweni ephakeme nengcwele, +

      Kodwa futhi ngihlala nalowo ocindezelekile nodangele,*

      Ukuze ngivuselele odangele

      Ngivuselele nenhliziyo yabacindezelekile. +

  • Isaya 66:2
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    •  2 “Yisandla sami esenze zonke lezi zinto,

      Yileyo ndlela ezaba khona ngayo,” kusho uJehova. +

      “Yilona engizombheka,

      Othobekile nophukile emoyeni nowesaba izwi lami. +

Zulu Publications (1975-2025)
Phuma
Ngena
  • IsiZulu
  • Thumela
  • Okukhethayo
  • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
  • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
  • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • JW.ORG
  • Ngena
Thumela