Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • Duteronomi 17:18-20
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 18 Lapho ihlala esihlalweni sobukhosi sombuso wayo, kumele izibhalele encwadini* ikhophi yalo Mthetho ezowufunda, iwususela kulowo owawugcinwa abapristi abangamaLevi. +

      19 “Kumele uhlale ukuyo, iwufunde zonke izinsuku zokuphila kwayo, + ukuze ifunde ukwesaba uJehova uNkulunkulu wayo, igcine wonke amazwi alo Mthetho nalezi ziqondiso ngokuzenza. + 20 Ngaleyo ndlela inhliziyo yayo ngeke iziphakamise ngaphezu kwabafowabo futhi ngeke iphambuke kulowo myalo iye kwesokudla noma kwesobunxele, ukuze ihlale isikhathi eside embusweni wayo, yona nabantwana bayo phakathi kuka-Israyeli.

  • IHubo 119:105
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 105 Izwi lakho liyisibani esiqondisa izinyathelo zami,

      Nokukhanya okukhanyisa indlela yami. +

  • 2 Thimothewu 3:16, 17
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 16 Yonke imiBhalo iphefumulelwe uNkulunkulu + futhi iyasiza ekufundiseni, + ekusoleni, ekuqondiseni* izinto, ekusiyaleni ukuba senze okulungile, + 17 ukuze umuntu kaNkulunkulu afaneleke ngokugcwele, ayihlomele ngokuphelele yonke imisebenzi emihle.

Zulu Publications (1975-2025)
Phuma
Ngena
  • IsiZulu
  • Thumela
  • Okukhethayo
  • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
  • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
  • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • JW.ORG
  • Ngena
Thumela