15 Manje uma kubonakala kukubi emehlweni enu ukukhonza uJehova, zikhetheleni namuhla ukuthi ubani enizomkhonza, + ukuthi nizokhonza onkulunkulu ababekhonzwa okhokho benu ngaphesheya koMfula + noma onkulunkulu bama-Amori enihlala ezweni lawo. + Kepha mina nomndeni wami, sizokhonza uJehova.”