Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • 1 Samuweli 24:11
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 11 Bheka baba, nawu umphetho wejazi lakho elingenamikhono esandleni sami; angikubulalanga lapho ngisika umphetho wejazi lakho elingenamikhono. Manje uyazibonela futhi uyaqonda ukuthi angihlosile ukukulimaza noma ukumelana nawe, angikonanga ngalutho, + kuyilapho wena uzingela ukuphila kwami ukuze ungibulale. +

  • 2 Samuweli 22:21-25
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 21 UJehova ungivuza ngenxa yokuthi ngenze ngokulunga; +

      Ungibuyisela ngenxa yobumsulwa bezandla zami. *+

      22 Ngoba ngizigcinile izindlela zikaJehova,

      Angizange ngokukhohlakala ngimshiye uNkulunkulu wami.

      23 Ngiyayikhumbula yonke imiyalo yakhe; +

      Ngeke ngiphambuke emthethweni wakhe. +

      24 Ngizohlale ngingenaphutha + phambi kwakhe,

      Ngizokugwema ukwenza isono. +

      25 Kwangathi uJehova angangibuyisela ngenxa yokuthi ngenze ngokulunga, +

      Ngenxa yobumsulwa bami phambi kwakhe. +

  • IHubo 24:3, 4
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    •  3 Ngubani ongakhuphukela entabeni kaJehova, +

      Ngubani ongama endaweni yakhe engcwele?

       4 Yinoma ngubani onezandla ezingenacala nenhliziyo emsulwa, +

      Ongazange afunge amanga ngokuphila kwami,*

      Nongazange afunge ngenkohliso. +

Zulu Publications (1975-2025)
Phuma
Ngena
  • IsiZulu
  • Thumela
  • Okukhethayo
  • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
  • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
  • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • JW.ORG
  • Ngena
Thumela