Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • 2 Samuweli 5:19
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 19 UDavide wabuza kuJehova, + wathi: “Ngikhuphuke yini ngiyokulwa namaFilisti? Uzowanikela yini esandleni sami?” UJehova wathi kuDavide: “Khuphuka, ngoba nakanjani ngizowanikela amaFilisti esandleni sakho.” +

  • Hebheru 11:32-34
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 32 Yikuphi okunye engingakusho? Ngoba isikhathi sizongishiya uma ngiqhubeka ngilandisa ngoGideyoni, + uBharaki, + uSamsoni, + uJefta, + uDavide + kanye noSamuweli + nabanye abaprofethi. 33 Ngokholo banqoba imibuso, + baletha ukulunga, bathola izithembiso, + bavala imilomo yamabhubesi, + 34 bacisha amandla omlilo, + baphunyuka enkembeni, + besesimweni esibuthakathaka benziwa baba namandla, + baba ngamaqhawe empini, + baxosha amabutho ayehlasela. +

Zulu Publications (1975-2025)
Phuma
Ngena
  • IsiZulu
  • Thumela
  • Okukhethayo
  • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
  • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
  • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • JW.ORG
  • Ngena
Thumela