-
2 Samuweli 22:47-49IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
-
-
47 UJehova uyaphila! Malidunyiswe iDwala lami! +
Makaphakanyiswe uNkulunkulu wedwala lensindiso yami. +
48 UNkulunkulu weqiniso uyangiphindiselela; +
Uthobisa izizwe ngaphansi kwami; +
49 Uyangikhulula ezitheni zami.
Ungiphakamisa + ngibe ngaphezu kwalabo abangihlaselayo;
Uyangisindisa kumuntu onodlame. +
-