2 Samuweli 5:19 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 19 UDavide wabuza kuJehova, + wathi: “Ngikhuphuke yini ngiyokulwa namaFilisti? Uzowanikela yini esandleni sami?” UJehova wathi kuDavide: “Khuphuka, ngoba nakanjani ngizowanikela amaFilisti esandleni sakho.” + IHubo 18:50 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 50 Wenzela inkosi yakhe izenzo ezinkulu zokusindisa; *+Ubonisa uthando oluqotho kogcotshiwe wakhe, +KuDavide nasenzalweni* yakhe kuze kube phakade. +
19 UDavide wabuza kuJehova, + wathi: “Ngikhuphuke yini ngiyokulwa namaFilisti? Uzowanikela yini esandleni sami?” UJehova wathi kuDavide: “Khuphuka, ngoba nakanjani ngizowanikela amaFilisti esandleni sakho.” +
50 Wenzela inkosi yakhe izenzo ezinkulu zokusindisa; *+Ubonisa uthando oluqotho kogcotshiwe wakhe, +KuDavide nasenzalweni* yakhe kuze kube phakade. +