Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • IHubo 25:8
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    •  8 UJehova muhle futhi uqotho. +

      Yingakho efundisa izoni indlela yokuphila. +

  • Nahume 1:7
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    •  7 UJehova muhle, + uyisiphephelo ngosuku lokucindezeleka. +

      Uyabazi* labo abafuna isiphephelo kuye. +

  • Mathewu 5:44, 45
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 44 Nokho, mina ngithi kini: Qhubekani nithanda izitha zenu, + nithandazela nalabo abanishushisayo, + 45 ukuze nizibonakalise ningamadodana kaYihlo osemazulwini, + njengoba yena enza ukuba ilanga lakhe liphumele abantu ababi nabahle futhi enza ukuba imvula ine phezu kwabalungile nabangalungile. +

  • IzEnzo 14:17
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 17 ngokwenza izinto ezinhle wanibonisa ukuthi ungubani, + eninika izimvula ezivela ezulwini nezinkathi ezinezithelo, + enanelisa ngokudla, egcwalisa izinhliziyo zenu ngokwenama okukhulu.” +

  • Jakobe 1:17
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 17 Zonke izipho ezinhle nazo zonke izipho eziphelele zivela phezulu, + zehla zivela kuYise wezinkanyiso zasezulwini, + ongashintshashintshi noma aphenduke kuhle kwethunzi. *+

Zulu Publications (1975-2025)
Phuma
Ngena
  • IsiZulu
  • Thumela
  • Okukhethayo
  • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
  • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
  • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • JW.ORG
  • Ngena
Thumela