Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • 2 AmaKhosi 6:15, 16
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 15 Lapho isikhonzi somuntu kaNkulunkulu weqiniso sivuka ekuseni siphumela phandle, sabona ibutho lempi namahhashi nezinqola zempi kuzungeze idolobha. Ngaso leso sikhathi isikhonzi sathi kuye: “Maye nkosi yami! Sizokwenzenjani?” 16 Kodwa wathi: “Ungesabi! + Ngoba baningi abanathi kunabanabo.” +

  • IHubo 27:3
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    •  3 Nakuba ibutho lempi lingeza lizongihlasela,

      Inhliziyo yami ngeke yesabe. +

      Nakuba ngingase ngivukelwe yimpi,

      Ngisho nangaleso sikhathi ngiyolokhu ngithembele kuye.

  • Roma 8:31
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 31 Sizothini-ke ngalezi zinto? Uma uNkulunkulu engakithi, ubani oyomelana nathi? +

Zulu Publications (1975-2025)
Phuma
Ngena
  • IsiZulu
  • Thumela
  • Okukhethayo
  • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
  • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
  • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • JW.ORG
  • Ngena
Thumela