IHubo 31:11 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 11 Zonke izitha zami zingenza inhlekisa, +Ikakhulukazi omakhelwane bami. Abajwayelene nami bayangesaba;Lapho bengibona ngaphandle, bayangibalekela. + Isaya 53:3 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 3 Wadelelwa wagwenywa ngabantu, +Umuntu okwakumele ezwe* ubuhlungu, owayejwayelene nokugula. Kwakunjengokungathi ubuso bakhe babufihliwe kithi.* Wadelelwa, futhi sambheka njengongento yalutho. +
11 Zonke izitha zami zingenza inhlekisa, +Ikakhulukazi omakhelwane bami. Abajwayelene nami bayangesaba;Lapho bengibona ngaphandle, bayangibalekela. +
3 Wadelelwa wagwenywa ngabantu, +Umuntu okwakumele ezwe* ubuhlungu, owayejwayelene nokugula. Kwakunjengokungathi ubuso bakhe babufihliwe kithi.* Wadelelwa, futhi sambheka njengongento yalutho. +