Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • IzAga 20:19
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 19 Umnyundeli uhambahamba embula imfihlo; +

      Ungazihlanganisi nomuntu othanda ukuhleba.*

  • Johane 8:44
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 44 Nina nivela kuyihlo uDeveli, nifisa ukwenza izifiso zikayihlo. + Yena wayengumbulali kusukela ekuqaleni, *+ akazange abambelele eqinisweni, ngoba iqiniso alikho kuye. Lapho ekhuluma amanga, ukhuluma ngokuvumelana nalokho ayikho, ngoba ungumqambimanga noyise wamanga. +

  • Kolose 3:9
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 9 Ningaqambi amanga omunye komunye. + Hlubulani ubuntu obudala + nemikhuba yabo,*

  • IsAmbulo 21:8
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 8 Kodwa amagwala nabangenalo ukholo + nabanyanyekayo ngenxa yokungcola kwabo nababulali, + nabaziphatha kabi ngokocansi, *+ nabasebenzelana nemimoya, nabakhonza izithombe, nabo bonke abaqambimanga, + isabelo sabo siyoba sechibini elivutha umlilo nesibabule. + Lokhu kusho ukufa kwesibili.” +

Zulu Publications (1975-2025)
Phuma
Ngena
  • IsiZulu
  • Thumela
  • Okukhethayo
  • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
  • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
  • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • JW.ORG
  • Ngena
Thumela