Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • Duteronomi 15:11
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 11 Ngoba bayohlale bekhona abantu abampofu ezweni. + Yingakho ngikuyala ngithi, ‘Kufanele umvulele isandla ngokukhululekile umfowenu ohluphekile nompofu ezweni lakini.’ +

  • Jobe 31:16
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 16 Uma nganginqaba ukunika abampofu ababekufisa, +

      Noma ngibangela amehlo omfelokazi ukuba abe lusizi; *+

  • Jobe 31:22
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 22 Ingalo* yami mayihlukane nehlombe lami,

      Ingalo yami mayinqamuke endololwaneni.

  • IHubo 112:9
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    •  9 Uyaphana;* ubanikile abampofu. +

      צ [Tsade]

      Ukulunga kwakhe kuhlala kuze kube phakade. +

      ק [Qoph]

      Amandla akhe* ayophakanyiswa ngenkazimulo.

  • IzAga 19:17
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 17 Obonisa ophansi umusa uboleka uJehova, +

      Futhi Yena uyombuyisela* ngalokho akwenzayo. +

Zulu Publications (1975-2025)
Phuma
Ngena
  • IsiZulu
  • Thumela
  • Okukhethayo
  • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
  • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
  • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • JW.ORG
  • Ngena
Thumela