Eksodusi 15:9, 10 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 9 Isitha sathi: ‘Ngizobajaha! Ngizobafica! Ngizohlukanisa impahla ephangiwe ngize nganeliseke! Ngizohosha inkemba yami! Isandla sami sizobanqoba!’ + 10 Wafutha ngomoya wakho, ulwandle lwabamboza; +Bacwila njengomthofu emanzini amaningi.
9 Isitha sathi: ‘Ngizobajaha! Ngizobafica! Ngizohlukanisa impahla ephangiwe ngize nganeliseke! Ngizohosha inkemba yami! Isandla sami sizobanqoba!’ + 10 Wafutha ngomoya wakho, ulwandle lwabamboza; +Bacwila njengomthofu emanzini amaningi.