Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • Isaya 43:10
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 10 “Ningofakazi bami,” + kusho uJehova,

      “Yebo, inceku yami engiyikhethile, +

      Ukuze nazi futhi nibe nokholo kimi*

      Niqonde ukuthi ngisenguYe. +

      Ngaphambi kwami akukho Nkulunkulu owabunjwa,

      Nangemva kwami akekho oyoba khona. +

  • Isaya 44:6
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    •  6 Yilokhu uJehova akushoyo,

      INkosi ka-Israyeli + noMhlengi wakhe, + uJehova wamabutho:

      ‘Ngingowokuqala futhi ngingowokugcina. +

      Akekho omunye uNkulunkulu ngaphandle kwami. +

  • Isaya 48:12
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 12 O Jakobe, ngilalele, nawe Israyeli engikubizile.

      Ngingofanayo. + Ngingowokuqala futhi ngingowokugcina. +

  • IsAmbulo 1:8
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 8 “Ngingu-Alfa no-Omega,” *+ kusho uJehova* uNkulunkulu, “okhona nowayekhona nozayo, uMninimandla Onke.” +

Zulu Publications (1975-2025)
Phuma
Ngena
  • IsiZulu
  • Thumela
  • Okukhethayo
  • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
  • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
  • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • JW.ORG
  • Ngena
Thumela