Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • IHubo 115:4-8
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    •  4 Izithixo zabo ziyisiliva negolide,

      Umsebenzi wezandla zomuntu. +

       5 Zinomlomo kodwa azikhulumi; +

      Zinamehlo kodwa aziboni;

       6 Zinezindlebe kodwa azizwa;

      Zinamakhala kodwa azikwazi ukuhogela;

       7 Zinezandla kodwa azikwazi ukuthinta;

      Zinezinyawo kodwa azikwazi ukuhamba; +

      Azikwazi ukukhipha izwi ngomphimbo wazo. +

       8 Abantu abazenzayo bayofana nse nazo, +

      Nabo bonke abathembela kuzo. +

  • Isaya 44:9
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    •  9 Abenzi bezithombe ezibaziwe bayize,

      Nezithombe zabo eziyigugu ngeke zibasize ngalutho. +

      Njengofakazi, aziboni* lutho futhi azazi lutho, +

      Ngakho labo abazenzile bayohlazeka. +

  • 1 Korinte 8:4
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 4 Ngokuphathelene nokudla ukudla okunikelwe ezithixweni, siyazi ukuthi isithixo asilutho + ezweni, nokuthi akukho Nkulunkulu ngaphandle koyedwa. +

Zulu Publications (1975-2025)
Phuma
Ngena
  • IsiZulu
  • Thumela
  • Okukhethayo
  • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
  • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
  • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • JW.ORG
  • Ngena
Thumela