5 Miningi imisebenzi yakho emangalisayo osenzele yona,
Jehova Nkulunkulu wami,
Ziningi izinto ozicabangayo ngathi. +
Akekho noyedwa ongaqhathaniswa nawe; +
Ukube bengingazama ukulandisa nokukhuluma ngayo,
Ibiyoba miningi kakhulu ukuba ngingayibala! +