Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • 2 IziKronike 32:21
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 21 UJehova wabe esethuma ingelosi, yaqothula wonke amaqhawe anamandla, + umholi kanye nenduna ekamu lenkosi yase-Asiriya, kangangokuba le nkosi yaphindela ezweni layo ihlazekile. Kamuva yangena endlini* kankulunkulu wayo, amanye amadodana ayo ayibulalela khona ngenkemba. +

  • Isaya 37:37, 38
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 37 Ngakho uSaneheribi inkosi yase-Asiriya wahamba wabuyela eNineve + wayohlala khona. + 38 Kwathi esakhotheme ethempelini likaNisiroki* unkulunkulu wakhe, amadodana akhe u-Adirameleki noSharezeri ambulala ngenkemba, + ngemva kwalokho abalekela ezweni lase-Ararati. + U-Esari-hadoni indodana yakhe + wabusa esikhundleni sakhe.

Zulu Publications (1975-2025)
Phuma
Ngena
  • IsiZulu
  • Thumela
  • Okukhethayo
  • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
  • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
  • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • JW.ORG
  • Ngena
Thumela