Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • Isaya 40:19
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 19 Ingcweti ibumba isithixo,*

      Osebenza ngensimbi usinameka ngegolide, +

      Wenza amaketanga esiliva.

  • Isaya 41:7
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    •  7 Ngakho ingcweti iqinisa osebenza ngensimbi; +

      Oqondisa ngesando sokukhanda

      Uqinisa oshaya ngesando ensimbini okukhandelwa kuyo.

      Uthi ngokushiselwe ngomthofu: “Kuhle.”

      Isithombe sibe sesiqiniswa ngezipikili ukuze singawi.

  • Jeremiya 10:3
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    •  3 Amasiko ezizwe ayize.*

      Umbazi ugawula isihlahla ehlathini,

      Bese enza ngaso isithombe esibaziwe. +

  • Hoseya 8:6
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    •  6 Ngoba lokhu kuvela kwa-Israyeli.

      Kwenziwe yingcweti, hhayi uNkulunkulu;

      Ithole laseSamariya liyokwenziwa izicucu.

  • IzEnzo 17:29
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 29 “Ngakho njengoba siyizingane* zikaNkulunkulu, + akufanele sicabange ukuthi uMuntu Waphezulu unjengegolide noma isiliva noma itshe, njengokuthile okuqoshwe ngobuciko noma okuthile okwenziwe umuntu. +

Zulu Publications (1975-2025)
Phuma
Ngena
  • IsiZulu
  • Thumela
  • Okukhethayo
  • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
  • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
  • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • JW.ORG
  • Ngena
Thumela