Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • Duteronomi 28:15
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 15 “Kodwa uma ungeke ulilalele izwi likaJehova uNkulunkulu wakho ngokuqikelela ukuthi wenza yonke imiyalo yakhe nemithetho yakhe engikuyala ngayo namuhla, zonke lezi ziqalekiso ziyokwehlela phezu kwakho: +

  • Duteronomi 28:48
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 48 UJehova uyothumela izitha zakho kuwe, uzikhonze + ulambile, + womile, ugqoke izingubo zabahluphekayo futhi ungenalutho. UNkulunkulu uyobeka ijoka lensimbi entanyeni yakho kuze kube yilapho esekuqothulile.

  • 2 AmaKhosi 25:11, 12
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 11 UNebuzaradani induna yonogada wabayisa ekudingisweni bonke abantu ababesele edolobheni, nalabo ababehlubukele enkosini yaseBhabhiloni naso sonke esinye isixuku. + 12 Kodwa induna yonogada yabashiya abanye kubantu abampofu bezwe ukuze babe abanakekeli bamasimu amagilebhisi nezisebenzi eziphoqelelwe. +

Zulu Publications (1975-2025)
Phuma
Ngena
  • IsiZulu
  • Thumela
  • Okukhethayo
  • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
  • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
  • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • JW.ORG
  • Ngena
Thumela