Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • Joweli 2:28-32
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 28 Ngemva kwalokho ngiyothululela umoya wami + phezu kwayo yonke inyama,

      Amadodana enu namadodakazi enu ayoprofetha,

      Amaxhegu enu aphuphe amaphupho,

      Izinsizwa zenu zibone imibono. +

      29 Ngalezo zinsuku ngiyothululela umoya wami

      Ngisho nasezigqileni zami zesilisa nezesifazane.

      30 Ngiyokwenza izimangaliso* emazulwini nasemhlabeni,

      Igazi nomlilo nentuthu eningi. +

      31 Ilanga liyophenduka ubumnyama nenyanga ibe yigazi +

      Ngaphambi kokufika kosuku lukaJehova olukhulu nolumangalisayo. +

      32 Wonke umuntu obiza igama likaJehova uyosindiswa; +

      Ngoba eNtabeni iZiyoni naseJerusalema kuyoba khona abaphunyukile, + njengoba nje uJehova eshilo,

      Abasindile uJehova ababizayo.”

  • Roma 10:13
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 13 Ngoba “wonke umuntu obiza igama likaJehova* uyosindiswa.” +

Zulu Publications (1975-2025)
Phuma
Ngena
  • IsiZulu
  • Thumela
  • Okukhethayo
  • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
  • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
  • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • JW.ORG
  • Ngena
Thumela