Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • Levitikusi 12
  • IBhayibheli ImiBhalo Engcwele

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

Levitikusi Okuphakathi

      • Ukuhlanzwa ngemva kokuzala ingane (1-8)

Levitikusi 12:2

Izikhombo Zezincwadi

  • +Lev 15:19

Levitikusi 12:3

Izikhombo Zezincwadi

  • +Gen 17:12; 21:4; Luk 1:59; 2:21, 22; Joh 7:22

Levitikusi 12:6

Izikhombo Zezincwadi

  • +Lev 1:10

Levitikusi 12:8

Izikhombo Zezincwadi

  • +Lev 1:14; 5:7; 14:21, 22; Luk 2:24

Okunye

Lev. 12:2Lev 15:19
Lev. 12:3Gen 17:12; 21:4; Luk 1:59; 2:21, 22; Joh 7:22
Lev. 12:6Lev 1:10
Lev. 12:8Lev 1:14; 5:7; 14:21, 22; Luk 2:24
  • IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
  • 1
  • 2
  • 3
  • 4
  • 5
  • 6
  • 7
  • 8
IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
Levitikusi 12:1-8

Levitikusi

12 UJehova waqhubeka wathi kuMose: 2 “Tshela ama-Israyeli, uthi, ‘Uma owesifazane ekhulelwa futhi azale umfana, uyoba ongcolile izinsuku eziyisikhombisa, njengoba nje esuke engcolile ngezinsuku zokungcola lapho esesikhathini. + 3 Ngosuku luka-8, ijwabu lenyama yomntwana liyosikwa. + 4 Owesifazane uyoqhubeka ezihlanza izinsuku ezingu- 33 ngenxa yegazi elimlahlekele. Akufanele athinte noma yini engcwele futhi akufanele angene endaweni engcwele kuze kuphele izinsuku zokuhlanzwa kwakhe.

5 “‘Uma ezala intombazane, uyoba ongcolile izinsuku ezingu-14, njengalapho esesikhathini. Uyoqhubeka ezihlanza izinsuku ezingu-66 ngenxa yegazi elimlahlekele. 6 Lapho ziphela izinsuku zokuhlanzwa kwakhe ngenxa yendodana noma indodakazi, uyoletha kumpristi emnyango wetende lokuhlangana iwundlu leduna elingakawuqedi unyaka libe umnikelo oshiswayo + nephuphu lejuba noma ihobhe libe umnikelo wesono. 7 Umpristi uyoliletha phambi kukaJehova amenzele isihlawulelo, ahlanzeke ekopheni kwakhe. Lowo umthetho ophathelene nowesifazane ozala umfana noma intombazane. 8 Kodwa-ke uma engeke abe namandla emvu, kumele athathe amahobhe amabili noma amaphuphu amabili amajuba, + elinye kube elomnikelo oshiswayo elinye kube elomnikelo wesono, umpristi amenzele isihlawulelo, ahlanzeke.’”

Zulu Publications (1975-2025)
Phuma
Ngena
  • IsiZulu
  • Thumela
  • Okukhethayo
  • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
  • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
  • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • JW.ORG
  • Ngena
Thumela