Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • 1 Samuweli 1
  • IBhayibheli ImiBhalo Engcwele

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

1 Samuweli Okuphakathi

      • U-Elkana nabafazi bakhe (1-8)

      • UHana oyinyumba uthandazela ukuthola indodana (9-18)

      • USamuweli uyazalwa, unikelwa kuJehova (19-28)

1 Samuweli 1:1

Imibhalo Yaphansi

  • *

    Noma, “waseRama, umZufi.”

Izikhombo Zezincwadi

  • +1Sa 1:19; 7:15, 17
  • +Jos 16:5
  • +1 IziKr. 6:22, 27

1 Samuweli 1:3

Imibhalo Yaphansi

  • *

    Noma, “ayokhothama.”

Izikhombo Zezincwadi

  • +Eks 23:14; 34:23; Dut 12:5, 6; Jos 18:1; Hlu 21:19; Luk 2:41
  • +1Sa 2:12, 22; 4:17
  • +Num 3:10; Dut 33:10; Mal 2:7

1 Samuweli 1:4

Izikhombo Zezincwadi

  • +Lev 7:15

1 Samuweli 1:5

Imibhalo Yaphansi

  • *

    NgesiHebheru, “wayesivalile isibeletho sakhe.”

1 Samuweli 1:7

Izikhombo Zezincwadi

  • +Dut 16:16; 1Sa 2:18, 19

1 Samuweli 1:8

Imibhalo Yaphansi

  • *

    Noma, “kungani inhliziyo yakho ibuhlungu?”

1 Samuweli 1:9

Imibhalo Yaphansi

  • *

    Okuwukuthi, itabernakele.

Izikhombo Zezincwadi

  • +Eks 25:8; 1Sa 3:3; 2Sa 7:2

1 Samuweli 1:10

Imibhalo Yaphansi

  • *

    Noma, “wayemunyu emphefumulweni.”

Izikhombo Zezincwadi

  • +IHu 55:22; 65:2

1 Samuweli 1:11

Izikhombo Zezincwadi

  • +Gen 30:22
  • +Num 6:5

1 Samuweli 1:15

Imibhalo Yaphansi

  • *

    Noma, “Ngingowesifazane ocindezelekile emoyeni.”

Izikhombo Zezincwadi

  • +IHu 42:6; 62:8; 142:2

1 Samuweli 1:17

Izikhombo Zezincwadi

  • +1Sa 1:11

1 Samuweli 1:19

Izikhombo Zezincwadi

  • +1Sa 1:1
  • +1Sa 1:11; IHu 66:19; IzA 15:29

1 Samuweli 1:20

Imibhalo Yaphansi

  • *

    Noma kungaba, “Ngesikhathi esifanele.”

  • *

    Incazelo: “Igama LikaNkulunkulu.”

Izikhombo Zezincwadi

  • +Gen 5:29; 41:51; Eks 2:21, 22; Mat 1:21

1 Samuweli 1:21

Izikhombo Zezincwadi

  • +1Sa 1:3

1 Samuweli 1:22

Izikhombo Zezincwadi

  • +Dut 16:16
  • +1Sa 1:11; 2:11; 2Kr 31:16

1 Samuweli 1:23

Imibhalo Yaphansi

  • *

    NgesiHebheru, “lokho okuhle emehlweni akho.”

1 Samuweli 1:24

Imibhalo Yaphansi

  • *

    Kungaba ngu-22 L. Bheka iSithasiselo B14.

Izikhombo Zezincwadi

  • +Num 15:8-10
  • +Jos 18:1

1 Samuweli 1:26

Izikhombo Zezincwadi

  • +1Sa 1:15

1 Samuweli 1:27

Izikhombo Zezincwadi

  • +1Sa 1:11, 17; IHu 66:19

Okunye

1 Sam. 1:11Sa 1:19; 7:15, 17
1 Sam. 1:1Jos 16:5
1 Sam. 1:11 IziKr. 6:22, 27
1 Sam. 1:3Eks 23:14; 34:23; Dut 12:5, 6; Jos 18:1; Hlu 21:19; Luk 2:41
1 Sam. 1:31Sa 2:12, 22; 4:17
1 Sam. 1:3Num 3:10; Dut 33:10; Mal 2:7
1 Sam. 1:4Lev 7:15
1 Sam. 1:7Dut 16:16; 1Sa 2:18, 19
1 Sam. 1:9Eks 25:8; 1Sa 3:3; 2Sa 7:2
1 Sam. 1:10IHu 55:22; 65:2
1 Sam. 1:11Gen 30:22
1 Sam. 1:11Num 6:5
1 Sam. 1:15IHu 42:6; 62:8; 142:2
1 Sam. 1:171Sa 1:11
1 Sam. 1:191Sa 1:1
1 Sam. 1:191Sa 1:11; IHu 66:19; IzA 15:29
1 Sam. 1:20Gen 5:29; 41:51; Eks 2:21, 22; Mat 1:21
1 Sam. 1:211Sa 1:3
1 Sam. 1:22Dut 16:16
1 Sam. 1:221Sa 1:11; 2:11; 2Kr 31:16
1 Sam. 1:24Num 15:8-10
1 Sam. 1:24Jos 18:1
1 Sam. 1:261Sa 1:15
1 Sam. 1:271Sa 1:11, 17; IHu 66:19
  • IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
  • 1
  • 2
  • 3
  • 4
  • 5
  • 6
  • 7
  • 8
  • 9
  • 10
  • 11
  • 12
  • 13
  • 14
  • 15
  • 16
  • 17
  • 18
  • 19
  • 20
  • 21
  • 22
  • 23
  • 24
  • 25
  • 26
  • 27
  • 28
IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
1 Samuweli 1:1-28

Eyokuqala KaSamuweli

1 Kwakukhona umuntu othile waseRamatayimi-zofimu *+ ezintabeni zakwa-Efrayimi, + igama lakhe kungu-Elkana, + indodana kaJerohamu, indodana ka-Elihu, indodana kaThohu, indodana kaZufi, umEfrayimi. 2 Wayenamakhosikazi amabili; igama lomunye kunguHana, elomunye kunguPhenina. UPhenina wayenabantwana, kodwa uHana wayengenabantwana. 3 Unyaka nonyaka lo muntu wayekhuphuka esuka edolobheni lakubo ukuze ayokhuleka,* anikele nomhlatshelo kuJehova wamabutho eShilo. + Yilapho amadodana amabili ka-Eli, uHofini noFinehasi, + ayekhonza khona engabapristi kuJehova. +

4 Ngolunye usuku lapho u-Elkana enikela umhlatshelo, wasikela umkakhe uPhenina nawo wonke amadodana akhe namadodakazi akhe inyama yomhlatshelo, + 5 kodwa uHana wamnika inyama yekhethelo, ngoba nguHana ayemthanda kakhulu; kepha uJehova wayengamnikanga abantwana.* 6 Ngaphezu kwalokho, umfazi oyimbangi yakhe wayehlale emgcona ukuze amzwise ubuhlungu ngoba uJehova wayengamnikanga abantwana. 7 Wayenza kanjalo unyaka nonyaka; njalo lapho uHana ekhuphukela endlini kaJehova, + imbangi yakhe yayimgcona kangangokuba wayekhala angadli. 8 Kodwa umyeni wakhe u-Elkana wathi kuye: “Hana, ukhalelani, kungani ungadli, kungani udabuke kangaka?* Angingcono yini kuwe kunamadodana ayishumi?”

9 Khona-ke ngemva kokuba sebeqedile ukudla nokuphuza eShilo, uHana waphuma. Ngaleso sikhathi, u-Eli umpristi wayehlezi esihlalweni ngasensikeni yomnyango wethempeli *+ likaJehova. 10 UHana wayedabuke kakhulu,* waqala ukuthandaza kuJehova + wakhala kalusizi. 11 Wenza lesi sithembiso wathi: “O Jehova wamabutho, uma ungakubheka ukuhlupheka kwencekukazi yakho ungikhumbule, uma ungeke uyikhohlwe incekukazi yakho kodwa uyiphe umntwana womfana, + ngiyokunika yena Jehova, ukuze akukhonze zonke izinsuku zokuphila kwakhe, ikhanda lakhe alisoze laphucwa.” +

12 Njengoba ayethandaza isikhathi eside phambi kukaJehova, u-Eli wayebheke umlomo wakhe. 13 UHana wayekhuluma ngenhliziyo, kuvevezela izindebe kuphela, izwi lakhe lingezwakali. Ngakho u-Eli wacabanga ukuthi udakiwe. 14 U-Eli wathi kuye: “Uyodakwa kuze kube nini? Hlukana newayini.” 15 UHana waphendula wathi: “Akunjalo nkosi yami! Umoya wami ukhathazeke kakhulu;* angiphuzanga wayini, angiphuzanga tshwala, ngithulula isifuba sami kuJehova. + 16 Ungayithathisi okowesifazane ongelusizo lwalutho incekukazi yakho, ngoba ngikhulume kwaze kwaba manje ngenxa yosizi nokukhathazeka kwami.” 17 U-Eli waphendula wathi: “Hamba ngokuthula, kwangathi uNkulunkulu ka-Israyeli angakunika lokho okucele kuye.” + 18 UHana wathi: “Kwangathi ungaqhubeka uyibonisa umusa incekukazi yakho.” Owesifazane wahamba wayodla, akabange esakhathazeka.

19 Ngakusasa bavuka ekuseni kakhulu bakhothama phambi kukaJehova, okwathi ngemva kwalokho babuyela ekhaya eRama. + U-Elkana walala noHana umkakhe, uJehova wamkhumbula. + 20 Phakathi nalowo nyaka* uHana wakhulelwa wazala indodana wayiqamba + ngokuthi uSamuweli,* ngoba wayethi, “ngimcele kuJehova.”

21 Ngemva kwesikhathi, u-Elkana, wakhuphuka nawo wonke umndeni wakhe eyonikela kuJehova ngomhlatshelo waminyaka yonke + nomnikelo wakhe wesifungo. 22 Kodwa uHana akakhuphukanga + ngoba wathi kumyeni wakhe: “Ngemva nje kokuba umfana sengimyekisile ibele, ngizomhambisa ayovela phambi kukaJehova bese ehlala khona kusukela ngaleso sikhathi kuqhubeke.” + 23 U-Elkana umyeni wakhe wathi kuye: “Yenza lokho okubona kulungile.* Hlala ekhaya aze ayeke ibele. Kwangathi uJehova angakufeza lokho okushilo.” Ngakho owesifazane wahlala ekhaya, wancelisa indodana yakhe kwaze kwaba yilapho eseyiyekisile ibele.

24 Ngemva nje kokuba esemyekisile ibele, wakhuphuka naye waya eShilo, wathatha inkunzi eneminyaka emithathu ubudala, i-efa* elilodwa likafulawa nesitsha esikhulu sewayini, + wangena endlini kaJehova eShilo + ekanye nomfana. 25 Bahlaba inkunzi base beletha umfana ku-Eli. 26 UHana wathi: “Uxolo, nkosi yami! Ngiyilona wesifazane owayemi nawe kule ndawo ngizothandaza kuJehova. + 27 Ngangithandaza ngicela lo mfana, uJehova wangipha engangikucele kuye. + 28 Manje sengimboleka uJehova. Zonke izinsuku zokuphila kwakhe, ubolekwe uJehova.”

U-Elkana wakhothama lapho kuJehova.

Zulu Publications (1975-2025)
Phuma
Ngena
  • IsiZulu
  • Thumela
  • Okukhethayo
  • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
  • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
  • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • JW.ORG
  • Ngena
Thumela