Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • 1 Samuweli 18
  • IBhayibheli ImiBhalo Engcwele

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

1 Samuweli Okuphakathi

      • Ubungani bukaDavide noJonathani (1-4)

      • Ukunqoba kukaDavide kwenza uSawule abe nomona (5-9)

      • USawule uzama ukubulala uDavide (10-19)

      • UDavide ushada nendodakazi kaSawule, uMikhali (20-30)

1 Samuweli 18:1

Izikhombo Zezincwadi

  • +1Sa 14:1, 49
  • +1Sa 19:2; 20:17, 41; 2Sa 1:26

1 Samuweli 18:2

Izikhombo Zezincwadi

  • +1Sa 8:11; 16:22; 17:15

1 Samuweli 18:3

Izikhombo Zezincwadi

  • +1Sa 20:8, 42; 23:18; 2Sa 9:1; 21:7
  • +IzA 17:17; 18:24

1 Samuweli 18:5

Imibhalo Yaphansi

  • *

    Noma, “Wayenza ngokuhlakanipha.”

Izikhombo Zezincwadi

  • +1Sa 18:30
  • +1Sa 14:52

1 Samuweli 18:6

Izikhombo Zezincwadi

  • +Eks 15:20, 21; Hlu 5:1
  • +Hlu 11:34

1 Samuweli 18:7

Izikhombo Zezincwadi

  • +1Sa 21:11; 29:5

1 Samuweli 18:8

Izikhombo Zezincwadi

  • +Gen 4:5; IzA 14:30
  • +1Sa 13:14; 15:27, 28; 16:13; 20:31; 24:17, 20

1 Samuweli 18:10

Imibhalo Yaphansi

  • *

    Noma, “waziphathisa okomprofethi.”

Izikhombo Zezincwadi

  • +1Sa 16:14
  • +1Sa 16:16, 23
  • +1Sa 19:9, 10

1 Samuweli 18:11

Izikhombo Zezincwadi

  • +1Sa 20:33

1 Samuweli 18:12

Izikhombo Zezincwadi

  • +1Sa 18:28, 29
  • +1Sa 16:14

1 Samuweli 18:13

Imibhalo Yaphansi

  • *

    NgesiHebheru, “wayephuma engena phambi kwabantu.”

Izikhombo Zezincwadi

  • +2Sa 5:2

1 Samuweli 18:14

Imibhalo Yaphansi

  • *

    Noma, “enza ngokuhlakanipha.”

Izikhombo Zezincwadi

  • +1Sa 18:5
  • +Gen 39:2; Jos 6:27; 1Sa 10:7; 16:18

1 Samuweli 18:17

Izikhombo Zezincwadi

  • +1Sa 14:49
  • +1Sa 17:25
  • +1Sa 25:28
  • +1Sa 18:25

1 Samuweli 18:18

Izikhombo Zezincwadi

  • +2Sa 7:18

1 Samuweli 18:19

Izikhombo Zezincwadi

  • +2Sa 21:8

1 Samuweli 18:20

Izikhombo Zezincwadi

  • +1Sa 14:49; 19:11; 25:44; 2Sa 3:13; 6:16

1 Samuweli 18:21

Izikhombo Zezincwadi

  • +1Sa 18:17

1 Samuweli 18:23

Izikhombo Zezincwadi

  • +1Sa 18:18

1 Samuweli 18:25

Izikhombo Zezincwadi

  • +Gen 29:18
  • +1Sa 17:26, 36; 2Sa 3:14

1 Samuweli 18:26

Izikhombo Zezincwadi

  • +1Sa 18:21

1 Samuweli 18:27

Izikhombo Zezincwadi

  • +1Sa 17:25

1 Samuweli 18:28

Izikhombo Zezincwadi

  • +1Sa 16:13; 24:17, 20
  • +1Sa 18:20

1 Samuweli 18:29

Izikhombo Zezincwadi

  • +1Sa 18:9, 12; 20:33

1 Samuweli 18:30

Imibhalo Yaphansi

  • *

    Noma, “enze ngokuhlakanipha.”

Izikhombo Zezincwadi

  • +1Sa 18:5
  • +2Sa 7:9

Okunye

1 Sam. 18:11Sa 14:1, 49
1 Sam. 18:11Sa 19:2; 20:17, 41; 2Sa 1:26
1 Sam. 18:21Sa 8:11; 16:22; 17:15
1 Sam. 18:31Sa 20:8, 42; 23:18; 2Sa 9:1; 21:7
1 Sam. 18:3IzA 17:17; 18:24
1 Sam. 18:51Sa 18:30
1 Sam. 18:51Sa 14:52
1 Sam. 18:6Eks 15:20, 21; Hlu 5:1
1 Sam. 18:6Hlu 11:34
1 Sam. 18:71Sa 21:11; 29:5
1 Sam. 18:8Gen 4:5; IzA 14:30
1 Sam. 18:81Sa 13:14; 15:27, 28; 16:13; 20:31; 24:17, 20
1 Sam. 18:101Sa 16:14
1 Sam. 18:101Sa 16:16, 23
1 Sam. 18:101Sa 19:9, 10
1 Sam. 18:111Sa 20:33
1 Sam. 18:121Sa 18:28, 29
1 Sam. 18:121Sa 16:14
1 Sam. 18:132Sa 5:2
1 Sam. 18:141Sa 18:5
1 Sam. 18:14Gen 39:2; Jos 6:27; 1Sa 10:7; 16:18
1 Sam. 18:171Sa 14:49
1 Sam. 18:171Sa 17:25
1 Sam. 18:171Sa 25:28
1 Sam. 18:171Sa 18:25
1 Sam. 18:182Sa 7:18
1 Sam. 18:192Sa 21:8
1 Sam. 18:201Sa 14:49; 19:11; 25:44; 2Sa 3:13; 6:16
1 Sam. 18:211Sa 18:17
1 Sam. 18:231Sa 18:18
1 Sam. 18:25Gen 29:18
1 Sam. 18:251Sa 17:26, 36; 2Sa 3:14
1 Sam. 18:261Sa 18:21
1 Sam. 18:271Sa 17:25
1 Sam. 18:281Sa 16:13; 24:17, 20
1 Sam. 18:281Sa 18:20
1 Sam. 18:291Sa 18:9, 12; 20:33
1 Sam. 18:301Sa 18:5
1 Sam. 18:302Sa 7:9
  • IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
  • 1
  • 2
  • 3
  • 4
  • 5
  • 6
  • 7
  • 8
  • 9
  • 10
  • 11
  • 12
  • 13
  • 14
  • 15
  • 16
  • 17
  • 18
  • 19
  • 20
  • 21
  • 22
  • 23
  • 24
  • 25
  • 26
  • 27
  • 28
  • 29
  • 30
IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
1 Samuweli 18:1-30

Eyokuqala KaSamuweli

18 Kwathi nje lapho uDavide eqeda ukukhuluma noSawule, uJonathani + noDavide baba abangani abakhulu, uJonathani waqala ukumthanda njengoba ezithanda yena. + 2 Kusukela ngalolo suku, uSawule wamthatha uDavide, akamvumelanga ukuba abuyele emzini kayise. + 3 UJonathani noDavide benza isivumelwano, + ngenxa yokuthi wayemthanda njengoba ezithanda yena. + 4 UJonathani wakhumula ijazi elingenamikhono ayelembethe walinika uDavide, kanye nezingubo zakhe, inkemba yakhe, umnsalo wakhe kanye nebhande lakhe. 5 UDavide waqala ukuphuma imikhankaso yempi. Wayephumelela *+ nomaphi lapho uSawule ayemthuma khona. Ngakho uSawule wamenza induna yebutho, + lokhu kwabajabulisa bonke abantu nezinceku zikaSawule.

6 Kwakuthi lapho uDavide nabanye bebuya ukuyobulala amaFilisti, kuphume abesifazane kuwo wonke amadolobha akwa-Israyeli becula, + bedansa bezohlangabeza iNkosi uSawule, beshaya amathamborini, + bejabula beshaya neziginci. 7 Abesifazane ababehalalisela ukunqoba babecula bethi:

“USawule ubulele izinkulungwane zakhe,

UDavide yena ubulele amashumi ezinkulungwane zakhe.” +

8 USawule wathukuthela kakhulu, + nale ngoma ayimjabulisanga ngoba wathi: “Banike uDavide amashumi ezinkulungwane, kodwa mina banginike izinkulungwane. Ukuphela kwento esele ukuba bamnike yona, ubukhosi!” + 9 Kusukela ngalolo suku kuqhubeke, uSawule wayengasamethembi uDavide.

10 Ngosuku olulandelayo uSawule wahlaselwa umoya omubi + ovela kuNkulunkulu, waqala ukwenza izinto eziyinqaba* endlini, ngesikhathi uDavide edlala umculo ngehabhu + njengenhlalayenza. USawule wayephethe umkhonto ngesandla, + 11 wawujikijela umkhonto + ethi enhliziyweni yakhe: ‘Ngizomhlanganisa nodonga uDavide!’ Kodwa uDavide waphunyuka izikhathi ezimbili. 12 Ngemva kwalokho, uSawule wayesemesaba uDavide ngoba uJehova wayenaye, + kodwa esemshiyile uSawule. + 13 Ngakho uSawule wamsusa kuye wamenza induna yenkulungwane, uDavide wayehola ibutho uma liya empini. *+ 14 UDavide waqhubeka ephumelela *+ kukho konke ayekwenza, noJehova wayenaye. + 15 Lapho uSawule ebona ukuthi wayephumelela kakhulu, wamesaba. 16 Kodwa wonke u-Israyeli noJuda babemthanda uDavide, ngoba wayebahola emikhankasweni yabo yempi.

17 Kamuva uSawule wathi kuDavide: “Nansi indodakazi yami endala uMerabi. + Ngizokunika yona ibe ngumkakho. + Wena nje kufanele uqhubeke ungikhonza ngesibindi, ulwe izimpi zikaJehova.” + Ngoba uSawule wayezitshela ukuthi: ‘Makungabi isandla sami esimelana naye. Makube isandla samaFilisti esimbulalayo.’ + 18 UDavide wathi kuSawule: “Ngingubani mina futhi zingobani izihlobo zami, umndeni kababa kwa-Israyeli, ukuba ngibe umkhwenyana wenkosi?” + 19 Nokho, lapho kufika isikhathi sokuba uMerabi indodakazi kaSawule anikwe uDavide, wayeseganiselwe u-Adriyeli + waseMehola.

20 UMikhali indodakazi kaSawule + wayemthanda uDavide, kwabikwa kuSawule, yamjabulisa le ndaba. 21 Ngakho uSawule wathi: “Ngizomnika yena, abe ugibe kuye ukuze amaFilisti ambulale.” + Ngakho uSawule wathi kuDavide okwesibili: “Namuhla uzoba umkhwenyana wami.” 22 Ngaphezu kwalokho, uSawule wayala izinceku zakhe wathi: “Khulumani noDavide ngasese, nithi, ‘Bheka! Inkosi iyakuthanda, nazo zonke izinceku zayo ziyakuthanda. Ngakho shada nendodakazi yenkosi.’ ” 23 Lapho izinceku zikaSawule zitshela uDavide lezi zinto, uDavide wathi: “Ingabe kuyinto encane kini ukuba ngishade nendodakazi yenkosi ngibe ngingumuntu ompofu nodelelekile?” + 24 Izinceku zikaSawule zambikela, zathi: “Yilawa amazwi uDavide awashilo.”

25 USawule waphendula wathi: “Yilokhu okufanele nikusho kuDavide, ‘Inkosi ayifune lobolo + ngaphandle kwamajwabu + amaFilisti angu-100, ukuze uphindiselele inkosi ezitheni zayo.’ ” Kodwa uSawule wayeceba ukuba uDavide afe ngesandla samaFilisti. 26 Ngakho izinceku zakhe zawabika la mazwi kuDavide, le ndaba yokushada nendodakazi yenkosi yathandeka kuDavide. + Singakafiki isikhathi esibekiwe, 27 uDavide wahamba namadoda ayekanye naye babulala amaFilisti angu-200, uDavide wawaletha wonke lawo majwabu enkosini ukuze ashade nendodakazi yenkosi. Ngakho uSawule wamganisela uMikhali indodakazi yakhe. + 28 USawule wabona ukuthi uJehova wayenoDavide + nokuthi indodakazi yakhe uMikhali iyamthanda. + 29 Lokhu kwenza uSawule wamesaba nakakhulu uDavide, uSawule waba yisitha sikaDavide ukuphila kwakhe konke. +

30 Izikhulu zamaFilisti zaziphuma ziye empini kodwa kwakuthi njalo lapho ziphuma, uDavide aphumelele* ukuzedlula zonke izinceku zikaSawule; + igama lakhe lalihlonishwa kakhulu. +

Zulu Publications (1975-2025)
Phuma
Ngena
  • IsiZulu
  • Thumela
  • Okukhethayo
  • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
  • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
  • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • JW.ORG
  • Ngena
Thumela