Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • Genesise 10
  • IBhayibheli ImiBhalo Engcwele

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

Genesise Okuphakathi

      • Uhlu lwezizwe (1-32)

        • Inzalo kaJafete (2-5)

        • Inzalo kaHamu (6-20)

          • UNimrode umelana noJehova (8-12)

        • Inzalo kaShemi (21-31)

Genesise 10:1

Izikhombo Zezincwadi

  • +Luk 3:23, 36
  • +Gen 9:18, 19

Genesise 10:2

Izikhombo Zezincwadi

  • +Hez 38:6
  • +Hez 38:2
  • +Isay 66:19; Hez 27:13
  • +IHu 120:5; Hez 32:26
  • +1 IziKr. 1:5-7

Genesise 10:3

Izikhombo Zezincwadi

  • +Jer 51:27
  • +Hez 27:14; 38:6

Genesise 10:4

Izikhombo Zezincwadi

  • +Hez 27:7
  • +Jon 1:3
  • +Isay 23:1

Genesise 10:6

Izikhombo Zezincwadi

  • +Gen 50:11
  • +Jer 46:9; Nah 3:9
  • +Num 34:2; 1 IziKr. 1:8-10

Genesise 10:7

Izikhombo Zezincwadi

  • +IHu 72:10
  • +Hez 27:22

Genesise 10:10

Imibhalo Yaphansi

  • *

    Noma, “Amadolobha okuqala ombuso wakhe kwaba elaseBhabhele.”

Izikhombo Zezincwadi

  • +Gen 11:9
  • +Ezr 4:9
  • +Dan 1:2

Genesise 10:11

Izikhombo Zezincwadi

  • +Mik 5:6
  • +Jon 3:3; Mat 12:41

Genesise 10:12

Imibhalo Yaphansi

  • *

    Noma kungaba, “Akha idolobha elikhulu.”

Genesise 10:13

Izikhombo Zezincwadi

  • +Jer 46:9
  • +1 IziKr. 1:11, 12

Genesise 10:14

Izikhombo Zezincwadi

  • +Hez 29:14
  • +Jos 13:2, 3; Jer 47:4
  • +Dut 2:23

Genesise 10:15

Izikhombo Zezincwadi

  • +Jos 13:6; Mar 7:24
  • +Gen 25:10; 27:46; 1 IziKr. 1:13-16

Genesise 10:16

Izikhombo Zezincwadi

  • +Hlu 1:21
  • +Gen 15:16; Dut 3:8

Genesise 10:17

Izikhombo Zezincwadi

  • +Jos 11:3

Genesise 10:18

Izikhombo Zezincwadi

  • +Hez 27:11
  • +1Kh 8:65

Genesise 10:19

Izikhombo Zezincwadi

  • +Gen 20:1
  • +Jos 15:20, 47; IzE 8:26
  • +Gen 13:10; 19:24; Jud 7
  • +Dut 29:23

Genesise 10:21

Imibhalo Yaphansi

  • *

    Noma kungaba, “nomfowabo omdala kaJafete.”

Izikhombo Zezincwadi

  • +Gen 11:17

Genesise 10:22

Izikhombo Zezincwadi

  • +Ezr 4:9; IzE 2:8, 9
  • +Hez 27:23
  • +Gen 11:10
  • +1 IziKr. 1:17

Genesise 10:24

Izikhombo Zezincwadi

  • +Gen 11:12; Luk 3:23, 35

Genesise 10:25

Imibhalo Yaphansi

  • *

    Incazelo: “Ukuhlukana.”

  • *

    Noma, “abantu basemhlabeni.”

Izikhombo Zezincwadi

  • +Gen 11:16
  • +1 IziKr. 1:19

Genesise 10:26

Izikhombo Zezincwadi

  • +1 IziKr. 1:20-23

Genesise 10:29

Izikhombo Zezincwadi

  • +1Kh 9:28; 10:11

Genesise 10:31

Izikhombo Zezincwadi

  • +Gen 10:5

Genesise 10:32

Izikhombo Zezincwadi

  • +Gen 9:7, 19; IzE 17:26

Okunye

Gen. 10:1Luk 3:23, 36
Gen. 10:1Gen 9:18, 19
Gen. 10:2Hez 38:6
Gen. 10:2Hez 38:2
Gen. 10:2Isay 66:19; Hez 27:13
Gen. 10:2IHu 120:5; Hez 32:26
Gen. 10:21 IziKr. 1:5-7
Gen. 10:3Jer 51:27
Gen. 10:3Hez 27:14; 38:6
Gen. 10:4Hez 27:7
Gen. 10:4Jon 1:3
Gen. 10:4Isay 23:1
Gen. 10:6Gen 50:11
Gen. 10:6Jer 46:9; Nah 3:9
Gen. 10:6Num 34:2; 1 IziKr. 1:8-10
Gen. 10:7IHu 72:10
Gen. 10:7Hez 27:22
Gen. 10:10Gen 11:9
Gen. 10:10Ezr 4:9
Gen. 10:10Dan 1:2
Gen. 10:11Mik 5:6
Gen. 10:11Jon 3:3; Mat 12:41
Gen. 10:13Jer 46:9
Gen. 10:131 IziKr. 1:11, 12
Gen. 10:14Hez 29:14
Gen. 10:14Jos 13:2, 3; Jer 47:4
Gen. 10:14Dut 2:23
Gen. 10:15Jos 13:6; Mar 7:24
Gen. 10:15Gen 25:10; 27:46; 1 IziKr. 1:13-16
Gen. 10:16Hlu 1:21
Gen. 10:16Gen 15:16; Dut 3:8
Gen. 10:17Jos 11:3
Gen. 10:18Hez 27:11
Gen. 10:181Kh 8:65
Gen. 10:19Gen 20:1
Gen. 10:19Jos 15:20, 47; IzE 8:26
Gen. 10:19Gen 13:10; 19:24; Jud 7
Gen. 10:19Dut 29:23
Gen. 10:21Gen 11:17
Gen. 10:22Ezr 4:9; IzE 2:8, 9
Gen. 10:22Hez 27:23
Gen. 10:22Gen 11:10
Gen. 10:221 IziKr. 1:17
Gen. 10:24Gen 11:12; Luk 3:23, 35
Gen. 10:25Gen 11:16
Gen. 10:251 IziKr. 1:19
Gen. 10:261 IziKr. 1:20-23
Gen. 10:291Kh 9:28; 10:11
Gen. 10:31Gen 10:5
Gen. 10:32Gen 9:7, 19; IzE 17:26
  • IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
  • 1
  • 2
  • 3
  • 4
  • 5
  • 6
  • 7
  • 8
  • 9
  • 10
  • 11
  • 12
  • 13
  • 14
  • 15
  • 16
  • 17
  • 18
  • 19
  • 20
  • 21
  • 22
  • 23
  • 24
  • 25
  • 26
  • 27
  • 28
  • 29
  • 30
  • 31
  • 32
IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
Genesise 10:1-32

Genesise

10 Lona umlando wamadodana kaNowa, uShemi, + uHamu noJafete.

Azala amadodana ngemva kukaZamcolo. + 2 Amadodana kaJafete kwakunguGomere, + uMagogi, + uMadayi, uJavani, uThubhali, + uMesheke + noTirase. +

3 Amadodana kaGomere kwakungu-Ashikenaze, + uRifate noThogarma. +

4 Amadodana kaJavani kwakungu-Elishahi, + uTharishishi, + uKitimi + noDodanimi.

5 Abantu baseziqhingini bavela kuwo, basakazekela emazweni abo ngokwezilimi zabo, ngokwemindeni yabo nangokwezizwe zabo.

6 Amadodana kaHamu kwakunguKushe, uMizrayimi, + uPhuthi + noKhanani. +

7 Amadodana kaKushe kwakunguSeba, + uHavila, uSabhitha, uRahama + noSabhitheka.

Amadodana kaRahama kwakunguSheba noDedani.

8 UKushe wazala uNimrode. UNimrode waba owokuqala ukuba namandla emhlabeni. 9 Waba umzingeli onamandla omelene noJehova. Yingakho kukhona isisho esithi: “NjengoNimrode, umzingeli onamandla omelene noJehova.” 10 Ukuqala kombuso wakhe kwaba seBhabhele,* + e-Erekhi, + e-Akade naseKhaline, ezweni laseShinari. + 11 Wasuka kulelo zwe waya e-Asiriya, + wakha iNineve, + iRehobhoti-Iri, iKhala 12 neResene, phakathi kweNineve neKhala: Leli idolobha elikhulu.*

13 UMizrayimi wazala uLudimi, + u-Anamimi, uLehabhimi, uNafithuhimi, + 14 uPhathirusimi, + uKhasiluhimi (okwavela kuye amaFilisti +) noKhafitorimi. +

15 UKhanani wazala uSidoni, + izibulo lakhe, uHeti + 16 kanye nomJebusi, + umAmori, + umGirigashi, 17 umHivi, + umArike, umSini, 18 umArivadi, + umZemari nomHamati. + Ngemva kwalokho, imindeni yamaKhanani yahlakazeka. 19 Ngakho umngcele wamaKhanani wawuqala eSidoni uze uyofika eGerari, + eduze kwaseGaza, + ufika naseSodoma, eGomora, + e-Adima naseZebhoyimi, + eduze kwaseLasha. 20 Lawa kwakungamadodana kaHamu ngokwemindeni yawo nangokwezilimi zawo, ngokwamazwe awo nangokwezizwe zawo.

21 UShemi naye wazala izingane, ungukhokho wawo wonke amadodana ka-Ebhere + nomfowabo kaJafete omdala kunabo bonke.* 22 Amadodana kaShemi kwakungu-Elamu, + u-Ashuri, + u-Arpakishade, + uLude no-Aramu. +

23 Amadodana ka-Aramu kwakungu-Uze, uHule, uGeteri noMashe.

24 U-Arpakishade wazala uShela, + uShela wazala u-Ebhere.

25 U-Ebhere wazala amadodana amabili. Igama lenye kwakunguPhelege,* + ngoba esikhathini sokuphila kwayo kwahlukaniswa umhlaba.* Igama lomfowabo kunguJokithani. +

26 UJokithani wazala u-Alimodade, uShelefi, uHazarimaveti, uJera, + 27 uHadoramu, u-Uzali, uDikila, 28 u-Obhali, u-Abhimayeli, uSheba, 29 u-Ofiri, + uHavila noJobabi; bonke laba babengamadodana kaJokithani.

30 Indawo yabo yokuhlala yayiqala eMesha ize ifike eSefari, isifunda esinezintaba saseMpumalanga.

31 Lawa kwakungamadodana kaShemi ngokwemindeni yawo nangokwezilimi zawo, ngokwamazwe awo nangokwezizwe zawo. +

32 Lena kwakuyimindeni yamadodana kaNowa ngokozalo lwayo nangokwezizwe zayo. Izizwe zasakazeka emhlabeni zisuka kule mindeni ngemva kukaZamcolo. +

Zulu Publications (1975-2025)
Phuma
Ngena
  • IsiZulu
  • Thumela
  • Okukhethayo
  • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
  • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
  • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • JW.ORG
  • Ngena
Thumela