Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • Genesise 36
  • IBhayibheli ImiBhalo Engcwele

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

Genesise Okuphakathi

      • Inzalo ka-Esawu (1-30)

      • Amakhosi nabaholi bakwa-Edomi (31-43)

Genesise 36:1

Izikhombo Zezincwadi

  • +Gen 25:30; Hez 25:12, 13; Rom 9:13

Genesise 36:2

Izikhombo Zezincwadi

  • +Gen 36:10
  • +Gen 26:34
  • +Gen 36:18

Genesise 36:3

Izikhombo Zezincwadi

  • +Gen 36:17
  • +Gen 25:13; 28:9

Genesise 36:5

Izikhombo Zezincwadi

  • +1 IziKr. 1:35

Genesise 36:6

Izikhombo Zezincwadi

  • +Gen 33:9
  • +Gen 27:39; 32:3

Genesise 36:7

Imibhalo Yaphansi

  • *

    Noma, “ababehlala kulo njengezifiki.”

Genesise 36:8

Izikhombo Zezincwadi

  • +Gen 14:6; Dut 2:5
  • +Gen 25:30

Genesise 36:9

Izikhombo Zezincwadi

  • +Dut 2:12

Genesise 36:10

Izikhombo Zezincwadi

  • +1 IziKr. 1:35

Genesise 36:11

Izikhombo Zezincwadi

  • +Gen 36:34
  • +Gen 36:40, 42; 1 IziKr. 1:36

Genesise 36:12

Izikhombo Zezincwadi

  • +Eks 17:8; Num 13:29; 24:20; Dut 25:19; 1Sa 15:8; 30:1

Genesise 36:13

Izikhombo Zezincwadi

  • +Gen 26:34

Genesise 36:15

Izikhombo Zezincwadi

  • +Eks 15:15
  • +1 IziKr. 1:53, 54

Genesise 36:16

Izikhombo Zezincwadi

  • +1 IziKr. 1:36

Genesise 36:17

Izikhombo Zezincwadi

  • +Num 20:23; 1Kh 9:26

Genesise 36:19

Izikhombo Zezincwadi

  • +Gen 25:30; 32:3

Genesise 36:20

Izikhombo Zezincwadi

  • +Gen 14:6; Dut 2:12, 22
  • +1 IziKr. 1:40

Genesise 36:21

Izikhombo Zezincwadi

  • +1 IziKr. 1:38

Genesise 36:22

Izikhombo Zezincwadi

  • +1 IziKr. 1:39

Genesise 36:24

Izikhombo Zezincwadi

  • +Gen 36:2

Genesise 36:26

Izikhombo Zezincwadi

  • +1 IziKr. 1:41

Genesise 36:28

Izikhombo Zezincwadi

  • +1 IziKr. 1:42

Genesise 36:30

Izikhombo Zezincwadi

  • +1 IziKr. 1:38

Genesise 36:31

Imibhalo Yaphansi

  • *

    NgesiHebheru, “kwabantwana bakwa-Israyeli.”

Izikhombo Zezincwadi

  • +Num 20:14
  • +Dut 17:14, 15; 1Sa 10:19; 1 IziKr. 1:43-50

Genesise 36:35

Imibhalo Yaphansi

  • *

    NgesiHebheru, “okhalweni.”

Izikhombo Zezincwadi

  • +Gen 25:1, 2; Eks 2:15; Num 31:2

Genesise 36:40

Izikhombo Zezincwadi

  • +1 IziKr. 1:51-54

Genesise 36:43

Izikhombo Zezincwadi

  • +Dut 2:5
  • +Gen 25:30; 36:8

Okunye

Gen. 36:1Gen 25:30; Hez 25:12, 13; Rom 9:13
Gen. 36:2Gen 36:10
Gen. 36:2Gen 26:34
Gen. 36:2Gen 36:18
Gen. 36:3Gen 36:17
Gen. 36:3Gen 25:13; 28:9
Gen. 36:51 IziKr. 1:35
Gen. 36:6Gen 33:9
Gen. 36:6Gen 27:39; 32:3
Gen. 36:8Gen 14:6; Dut 2:5
Gen. 36:8Gen 25:30
Gen. 36:9Dut 2:12
Gen. 36:101 IziKr. 1:35
Gen. 36:11Gen 36:34
Gen. 36:11Gen 36:40, 42; 1 IziKr. 1:36
Gen. 36:12Eks 17:8; Num 13:29; 24:20; Dut 25:19; 1Sa 15:8; 30:1
Gen. 36:13Gen 26:34
Gen. 36:15Eks 15:15
Gen. 36:151 IziKr. 1:53, 54
Gen. 36:161 IziKr. 1:36
Gen. 36:17Num 20:23; 1Kh 9:26
Gen. 36:19Gen 25:30; 32:3
Gen. 36:20Gen 14:6; Dut 2:12, 22
Gen. 36:201 IziKr. 1:40
Gen. 36:211 IziKr. 1:38
Gen. 36:221 IziKr. 1:39
Gen. 36:24Gen 36:2
Gen. 36:261 IziKr. 1:41
Gen. 36:281 IziKr. 1:42
Gen. 36:301 IziKr. 1:38
Gen. 36:31Num 20:14
Gen. 36:31Dut 17:14, 15; 1Sa 10:19; 1 IziKr. 1:43-50
Gen. 36:35Gen 25:1, 2; Eks 2:15; Num 31:2
Gen. 36:401 IziKr. 1:51-54
Gen. 36:43Dut 2:5
Gen. 36:43Gen 25:30; 36:8
  • IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
  • 1
  • 2
  • 3
  • 4
  • 5
  • 6
  • 7
  • 8
  • 9
  • 10
  • 11
  • 12
  • 13
  • 14
  • 15
  • 16
  • 17
  • 18
  • 19
  • 20
  • 21
  • 22
  • 23
  • 24
  • 25
  • 26
  • 27
  • 28
  • 29
  • 30
  • 31
  • 32
  • 33
  • 34
  • 35
  • 36
  • 37
  • 38
  • 39
  • 40
  • 41
  • 42
  • 43
IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
Genesise 36:1-43

Genesise

36 Lona umlando ka-Esawu, okungukuthi, u-Edomi. +

2 U-Esawu wathatha abafazi bakhe emadodakazini aseKhanani: U-Ada + indodakazi ka-Eloni umHeti; + u-Oholibhama + indodakazi ka-Ana, umzukulu kaZibheyoni umHivi; 3 noBhasemati, + indodakazi ka-Ishmayeli, udadewabo kaNebhayoti. +

4 U-Ada wazalela u-Esawu u-Elifazi, uBhasemati wazala uRehuweli,

5 u-Oholibhama wazala uJewushi, uJalamu noKhora. +

Lawa amadodana ka-Esawu, azalelwa wona ezweni laseKhanani. 6 Ngemva kwalokho u-Esawu wathatha abafazi bakhe, amadodana akhe, amadodakazi akhe, wonke amalungu omndeni wakhe, umhlambi wakhe nazo zonke ezinye izilwane zakhe, nawo wonke umcebo ayewuqongelele + ezweni laseKhanani, waya kwelinye izwe kude noJakobe umfowabo. + 7 Ngoba impahla yabo yase iningi kakhulu ukuba bangahlala ndawonye, nezwe ababehlala kulo* lalingakwazi ukubasekela ngenxa yemihlambi yabo. 8 Ngakho u-Esawu wahlala esifundeni esinezintaba saseSeyiri. + U-Esawu ngu-Edomi. +

9 Lona umlando ka-Esawu uyise wabakwa-Edomi esifundeni esinezintaba saseSeyiri. +

10 Yilawa amagama amadodana ka-Esawu: U-Elifazi indodana ka-Ada, umka-Esawu; uRehuweli indodana kaBhasemati, umka-Esawu. +

11 Amadodana ka-Elifazi kwakunguThemani, + u-Omari, uZefo, uGathamu noKhenazi. + 12 UThimna waba isancinza sika-Elifazi, indodana ka-Esawu. Ngemva kwesikhathi wazalela u-Elifazi u-Amaleki. + Lawa amadodana ka-Ada, umka-Esawu.

13 Yilawa amadodana kaRehuweli: UNahati, uZera, uShamumaha noMiza. Lawa kwakungamadodana kaBhasemati, + umka-Esawu.

14 Lawa kwakungamadodana ka-Oholibhama indodakazi ka-Ana, umzukulu kaZibheyoni, umka-Esawu, awazalela u-Esawu: uJewushi, uJalamu noKhora.

15 Laba abaholi besizwe abavela enzalweni ka-Esawu: + Amadodana ka-Elifazi, izibulo lika-Esawu: UMholi uThemani, uMholi u-Omari, uMholi uZefo, uMholi uKhenazi, + 16 uMholi uKhora, uMholi uGathamu, noMholi u-Amaleki. Laba abaholi baka-Elifazi + ezweni lakwa-Edomi. Lawa amadodana azalwa ngu-Ada.

17 Yilawa amadodana kaRehuweli, indodana ka-Esawu: UMholi uNahati, uMholi uZera, uMholi uShamumaha noMholi uMiza. Laba abaholi bakaRehuweli ezweni lakwa-Edomi. + Lawa amadodana azalwa uBhasemati, umka-Esawu.

18 Ekugcineni yilawa amadodana ka-Oholibhama, umka-Esawu: UMholi uJewushi, uMholi uJalamu noMholi uKhora. Laba abaholi baka-Oholibhama indodakazi ka-Ana, umka-Esawu.

19 Lawa amadodana ka-Esawu, laba abaholi bawo. Ungu-Edomi. +

20 Yilawa amadodana kaSeyiri umHori, ayakhe ezweni: + ULothani, uShobali, uZibheyoni, u-Ana, + 21 uDishoni, u-Ezeri noDishani. + Laba abaholi bamaHori, amadodana kaSeyiri, ezweni lakwa-Edomi.

22 Amadodana kaLothani kwakunguHori noHemamu, udadewabo kaLothani kwakunguThimna. +

23 Yilawa amadodana kaShobali: U-Alivani, uManahati, u-Ebhali, uShefo no-Onamu.

24 Yilawa amadodana kaZibheyoni: + U-Aya no-Ana. Yilo Ana owathola iziphethu ezishisayo ehlane lapho eluse izimbongolo zikaZibheyoni uyise.

25 Yilaba abantwana baka-Ana: UDishoni no-Oholibhama indodakazi ka-Ana.

26 Yilawa amadodana kaDishoni: UHemidani, u-Eshibani, u-Ithirani noKerani. +

27 Yilawa amadodana ka-Ezeri: UBhilihani, uZavani no-Akani.

28 Yilawa amadodana kaDishani: U-Uze no-Arana. +

29 Yilaba abaholi bamaHori: UMholi uLothani, uMholi uShobali, uMholi uZibheyoni, uMholi u-Ana, 30 uMholi uDishoni, uMholi u-Ezeri noMholi uDishani. + Laba abaholi bamaHori ngokwehlukahluka kwabo ezweni laseSeyiri.

31 Manje yilawa amakhosi ayebusa ezweni lakwa-Edomi + ngaphambi kokuba kubuse noma iyiphi inkosi phezu kwama-Israyeli.* + 32 UBhela indodana kaBheyori wabusa kwa-Edomi, igama ledolobha lakhe kwakuyiDinihaba. 33 Lapho uBhela efa, uJobabi indodana kaZera waseBhozira wabusa esikhundleni sakhe. 34 Lapho uJobabi efa, uHushamu wasezweni lamaThemani wabusa esikhundleni sakhe. 35 Lapho uHushamu efa, uHadadi indodana kaBhedadi, owanqoba abakwaMidiyani + endaweni* yakwaMowabi, wabusa esikhundleni sakhe, igama ledolobha lakhe kwakuyi-Aviti. 36 Lapho uHadadi efa, uSamla waseMasireka wabusa esikhundleni sakhe. 37 Lapho uSamla efa, uShawule waseRehobhoti ngaseMfuleni wabusa esikhundleni sakhe. 38 Lapho uShawule efa, uBhali-hanani indodana ka-Akhibori wabusa esikhundleni sakhe. 39 Lapho uBhali-hanani indodana ka-Akhibori efa, uHadari wabusa esikhundleni sakhe. Igama ledolobha lakhe kwakuyiPhawu, igama lomkakhe kunguMehetabeli indodakazi kaMatiredi indodakazi kaMezahabi.

40 Ngakho lawa amagama abaholi baka-Esawu ngokwemindeni yabo, ngokwezindawo zabo, ngamagama abo: UMholi uThimna, uMholi u-Aliva, uMholi uJetheti, + 41 uMholi u-Oholibhama, uMholi u-Elahi, uMholi uPhinoni, 42 uMholi uKhenazi, uMholi uThemani, uMholi uMibizari, 43 uMholi uMagidiyeli noMholi u-Iramu. Laba abaholi bakwa-Edomi ngokwezindawo zabo zokuhlala ezweni eliyifa labo. + Lona u-Esawu uyise wabakwa-Edomi. +

Zulu Publications (1975-2025)
Phuma
Ngena
  • IsiZulu
  • Thumela
  • Okukhethayo
  • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
  • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
  • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • JW.ORG
  • Ngena
Thumela