Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • 1 IziKronike 4
  • IBhayibheli ImiBhalo Engcwele

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

1 IziKronike Okuphakathi

      • Enye inzalo kaJuda (1-23)

        • UJabezi nomthandazo wakhe (9, 10)

      • Inzalo kaSimeyoni (24-43)

1 IziKronike 4:1

Izikhombo Zezincwadi

  • +Gen 38:29; Num 26:20; Rut 4:18; Mat 1:3
  • +Gen 46:12; 1 IziKr. 2:5
  • +Eks 17:12; 24:14; 1 IziKr. 2:19
  • +1 IziKr. 2:50

1 IziKronike 4:2

Izikhombo Zezincwadi

  • +1 IziKr. 2:53

1 IziKronike 4:3

Izikhombo Zezincwadi

  • +2Kr 11:5, 6

1 IziKronike 4:4

Izikhombo Zezincwadi

  • +1 IziKr. 2:19
  • +Mik 5:2

1 IziKronike 4:5

Izikhombo Zezincwadi

  • +1 IziKr. 2:24
  • +2Kr 11:5, 6

1 IziKronike 4:9

Imibhalo Yaphansi

  • *

    Igama elithi Jabezi kungenzeka lihlobene negama lesiHebheru elisho “ubuhlungu.”

1 IziKronike 4:13

Imibhalo Yaphansi

  • *

    NgesiHebheru, “amadodana.”

Izikhombo Zezincwadi

  • +Jos 15:16, 17; Hlu 3:9, 11

1 IziKronike 4:14

Imibhalo Yaphansi

  • *

    Incazelo: “ISigodi Sezingcweti.”

1 IziKronike 4:15

Imibhalo Yaphansi

  • *

    NgesiHebheru, “amadodana.”

Izikhombo Zezincwadi

  • +Num 32:11, 12; Jos 15:13

1 IziKronike 4:17

Imibhalo Yaphansi

  • *

    Kungenzeka kubhekiselwa kuBhithiya osevesini 18.

1 IziKronike 4:21

Izikhombo Zezincwadi

  • +Gen 38:2, 5; Num 26:20

1 IziKronike 4:22

Imibhalo Yaphansi

  • *

    Noma, “La mazwi avela kokwakushiwo kudala.”

1 IziKronike 4:24

Izikhombo Zezincwadi

  • +Gen 46:10
  • +Num 26:12, 13

1 IziKronike 4:27

Izikhombo Zezincwadi

  • +Num 26:22

1 IziKronike 4:28

Izikhombo Zezincwadi

  • +Jos 19:1, 2
  • +Jos 15:21, 26
  • +Jos 15:21, 28; 19:1, 3; Neh 11:25-27

1 IziKronike 4:29

Izikhombo Zezincwadi

  • +Jos 15:21, 29

1 IziKronike 4:30

Izikhombo Zezincwadi

  • +Jos 19:1, 4
  • +Hlu 1:17
  • +Jos 15:20, 31; 19:1, 5; 1Sa 27:5, 6

1 IziKronike 4:31

Izikhombo Zezincwadi

  • +Jos 19:1, 5

1 IziKronike 4:32

Izikhombo Zezincwadi

  • +Jos 19:1, 7

1 IziKronike 4:40

Izikhombo Zezincwadi

  • +Gen 10:6, 20

1 IziKronike 4:41

Izikhombo Zezincwadi

  • +2Kr 29:1

1 IziKronike 4:42

Izikhombo Zezincwadi

  • +Gen 36:8

1 IziKronike 4:43

Izikhombo Zezincwadi

  • +Eks 17:14, 16; 1Sa 15:7

Okunye

1 Izikronike 4:1Gen 38:29; Num 26:20; Rut 4:18; Mat 1:3
1 Izikronike 4:1Gen 46:12; 1 IziKr. 2:5
1 Izikronike 4:1Eks 17:12; 24:14; 1 IziKr. 2:19
1 Izikronike 4:11 IziKr. 2:50
1 Izikronike 4:21 IziKr. 2:53
1 Izikronike 4:32Kr 11:5, 6
1 Izikronike 4:41 IziKr. 2:19
1 Izikronike 4:4Mik 5:2
1 Izikronike 4:51 IziKr. 2:24
1 Izikronike 4:52Kr 11:5, 6
1 Izikronike 4:13Jos 15:16, 17; Hlu 3:9, 11
1 Izikronike 4:15Num 32:11, 12; Jos 15:13
1 Izikronike 4:21Gen 38:2, 5; Num 26:20
1 Izikronike 4:24Gen 46:10
1 Izikronike 4:24Num 26:12, 13
1 Izikronike 4:27Num 26:22
1 Izikronike 4:28Jos 19:1, 2
1 Izikronike 4:28Jos 15:21, 26
1 Izikronike 4:28Jos 15:21, 28; 19:1, 3; Neh 11:25-27
1 Izikronike 4:29Jos 15:21, 29
1 Izikronike 4:30Jos 19:1, 4
1 Izikronike 4:30Hlu 1:17
1 Izikronike 4:30Jos 15:20, 31; 19:1, 5; 1Sa 27:5, 6
1 Izikronike 4:31Jos 19:1, 5
1 Izikronike 4:32Jos 19:1, 7
1 Izikronike 4:40Gen 10:6, 20
1 Izikronike 4:412Kr 29:1
1 Izikronike 4:42Gen 36:8
1 Izikronike 4:43Eks 17:14, 16; 1Sa 15:7
  • IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
  • 1
  • 2
  • 3
  • 4
  • 5
  • 6
  • 7
  • 8
  • 9
  • 10
  • 11
  • 12
  • 13
  • 14
  • 15
  • 16
  • 17
  • 18
  • 19
  • 20
  • 21
  • 22
  • 23
  • 24
  • 25
  • 26
  • 27
  • 28
  • 29
  • 30
  • 31
  • 32
  • 33
  • 34
  • 35
  • 36
  • 37
  • 38
  • 39
  • 40
  • 41
  • 42
  • 43
IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
1 IziKronike 4:1-43

Eyokuqala YeziKronike

4 Amadodana kaJuda kwakunguPherezi, + uHezironi, + uKarmi, uHure + noShobali. + 2 URewaya indodana kaShobali wazala uJahati; uJahati wazala u-Ahumayi noLahadi. Lena kwakuyimindeni yamaZora. + 3 Lawa kwakungamadodana kayise ka-Etamu: + UJizreyeli, u-Ishima no-Idibashi (igama likadadewabo kwakunguHazeleliponi), 4 uPhenuweli wayenguyise kaGedori, u-Ezeri enguyise kaHusha. Lawa kwakungamadodana kaHure, + izibulo lika-Efratha noyise kaBhetlehema. + 5 U-Ashihuri + uyise kaThekhowa + wayenabafazi ababili, uHela noNahara. 6 UNahara wamzalela u-Ahuzamu, uHeferi, uThemeni noHawahashitari. Lawa kwakungamadodana kaNahara. 7 Amadodana kaHela kwakunguZerethi, u-Izihari no-Ethinani. 8 UKhozi wazala u-Anubi, uZobeba nemindeni ka-Ahariheli indodana kaHarumi.

9 UJabezi wayenodumo kakhulu kunabafowabo; unina wamqamba ngokuthi uJabezi,* ethi: “Ngamzala ngezinhlungu.” 10 UJabezi wabiza uNkulunkulu ka-Israyeli, wathi: “Ukube nje ubungangibusisa wandise indawo yami futhi isandla sakho sibe nami, ungilonde enhlekeleleni ingangilimazi.” Ngakho uNkulunkulu wakwenza lokho ayekucelile.

11 UKelubi umfowabo kaShuha wazala uMehiri, owayenguyise ka-Eshitoni. 12 U-Eshitoni wazala uBheti-rafa, uPhaseya noThehina uyise ka-Iri-nahashi. Lawa kwakungamadoda aseRekha. 13 Amadodana kaKhenazi kwakungu-Otheniyeli + noSeraya, indodana* ka-Otheniyeli kunguHathathi. 14 UMehonothayi wazala u-Ofira. USeraya wazala uJowabe uyise wamaGe-harashimi,* abizwa kanjalo ngoba ayeyizingcweti.

15 Amadodana kaKalebi + indodana kaJefune kwakungu-Iru, u-Elahi noNahamu; indodana* ka-Elahi kwakunguKhenazi. 16 Amadodana kaJehaleli kwakunguZifi, uZifa, uThiriya no-Asareli. 17 Amadodana ka-Ezrahi kwakunguJetheri, uMeredi, u-Eferi noJaloni; wakhulelwa* wazala uMiriyamu, uShamayi no-Ishiba uyise ka-Eshitemowa. 18 (Umkakhe ongumJuda wazala uJeredi uyise kaGedori, uHebhere uyise kaSoko noJekuthiyeli uyise kaZanowa.) Lawa kwakungamadodana kaBhithiya indodakazi kaFaro eyashada noMeredi.

19 Amadodana omkaHodiya, udadewabo kaNahamu, azala uKheyila umGarimi no-Eshitemowa waseMahakhati. 20 Amadodana kaShimoni kwakungu-Amnoni, uRina, uBheni-hanani noThiloni. Amadodana ka-Ishi kwakunguZoheti noBheni-zoheti.

21 Amadodana kaShela + indodana kaJuda kwakungu-Eri uyise kaLekha, uLada uyise kaMareshahi nemindeni yabasebenza ngendwangu esezingeni eliphezulu bendlu ka-Ashibheya, 22 noJokimi, amadoda aseKhozeba, uJowashi noSarafi, ababa nabafazi bakwaMowabi, noJashubi-lehemi. Le mininingwane eyakudala.* 23 Ayengababumbi ababehlala eNethayimi naseGedera. Ayehlala lapho esebenzela inkosi.

24 Amadodana kaSimeyoni + kwakunguNemuweli, uJamini, uJaribi, uZera noShawule. + 25 UShawule wazala uShalumi, uShalumi wazala uMibisamu, uMibisamu wazala uMishima. 26 Indodana kaMishima kwakunguHamuweli, uHamuweli wazala uZakuri, uZakuri wazala uShimeyi. 27 UShimeyi wayenamadodana angu-16 namadodakazi ayisithupha; kodwa abafowabo abazange babe namadodana amaningi, futhi akekho emindenini yabo owaba namaningi kunoJuda. + 28 Bahlala eBheri-sheba, + eMolada, + eHazari-shuwali, + 29 eBhiliha, e-Ezemi, + eTholadi, 30 eBhetuweli, + eHorma, + eZikilagi, + 31 eBheti-marikabhoti, eHazari-susimi, + eBheti-bhiri naseShaharayimi. Lawa kwakungamadolobha abo kwaze kwaba yilapho kubusa uDavide.

32 Izindawo zabo zokuhlala kwakuyi-Etamu, i-Ayini, iRimoni, iThokheni ne-Ashani, + amadolobha amahlanu, 33 kanye nezindawo zabo zokuhlala ezazizungeze wonke la madolobha kuze kuyofika eBhali. Yile ndlela ababebhaliswe ngayo ngokwezinhlu zozalo lwabo nezindawo ababehlala kuzo. 34 Olunye uzalo lukaSimeyoni kwakunguMeshobabi, uJamuleki noJosha indodana ka-Amaziya, 35 uJoweli, uJehu oyindodana kaJoshibiya oyindodana kaSeraya oyindodana ka-Asiyeli, 36 no-Eliyohenayi, uJahakoba, uJeshohaya, u-Asaya, u-Adiyeli, uJesimiyeli, uBhenaya, 37 noZiza indodana kaShifi oyindodana ka-Aloni oyindodana kaJedaya oyindodana kaShimri oyindodana kaShemaya; 38 laba abashiwo ngamagama babeyizikhulu phakathi kwemindeni yabo, nendlu yokhokho babo yanda. 39 Baya lapho kungenwa khona eGedori, ngasempumalanga yesigodi, beyofunela imihlambi yabo amadlelo. 40 Ekugcineni bathola amadlelo aluhlaza namahle, futhi izwe lalivulekile, lithule, lingenaziphazamiso. Kwakukade kuhlala inzalo kaHamu lapho. + 41 Laba amagama abo ayesohlwini bafika ezinsukwini zeNkosi yakwaJuda uHezekiya + bawisa amatende abakwaHamu nawamaMeyuni ababelapho. Babaqothula kwaze kwaba yilolu suku; bahlala endaweni yabo ngoba kwakunamadlelo emihlambi yabo lapho.

42 Abanye bozalo lukaSimeyoni, amadoda angu-500, baya eNtabeni iSeyiri + noPhelathiya, uNeyariya, uRefaya no-Uziyeli, amadodana ka-Ishi ayebahola. 43 Abulala ama-Amaleki + ayephunyukile, futhi abelokhu ehlala khona kuze kube yilolu suku.

Zulu Publications (1975-2025)
Phuma
Ngena
  • IsiZulu
  • Thumela
  • Okukhethayo
  • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
  • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
  • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • JW.ORG
  • Ngena
Thumela