Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • 1 IziKronike 8
  • IBhayibheli ImiBhalo Engcwele

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

1 IziKronike Okuphakathi

      • Inzalo kaBhenjamini (1-40)

        • Uhlu lozalo lukaSawule (33-40)

1 IziKronike 8:1

Izikhombo Zezincwadi

  • +Gen 35:16, 18
  • +1 IziKr. 7:6
  • +Gen 46:21

1 IziKronike 8:3

Izikhombo Zezincwadi

  • +Gen 46:21

1 IziKronike 8:6

Izikhombo Zezincwadi

  • +Jos 21:8, 17; 1Sa 13:16

1 IziKronike 8:8

Imibhalo Yaphansi

  • *

    NgesiHebheru, “ensimini.”

  • *

    Noma kungaba, “ngemva kokuba esexoshe abafazi bakhe uHushimi noBhahara.”

1 IziKronike 8:12

Imibhalo Yaphansi

  • *

    Noma, “ezilizungezile.”

Izikhombo Zezincwadi

  • +Neh 6:2
  • +Ezr 2:1, 33

1 IziKronike 8:13

Izikhombo Zezincwadi

  • +Jos 19:42, 48; 21:8, 24

1 IziKronike 8:29

Izikhombo Zezincwadi

  • +Jos 9:15, 17; 21:8, 17; 1 IziKr. 21:29
  • +1 IziKr. 9:35-38

1 IziKronike 8:33

Imibhalo Yaphansi

  • *

    Obuye abizwe ngokuthi u-Ishi-bhosheti.

Izikhombo Zezincwadi

  • +1Sa 14:50
  • +1Sa 9:1, 2; 11:15
  • +1Sa 14:45
  • +1Sa 14:49
  • +1Sa 31:2
  • +2Sa 2:8; 1 IziKr. 9:39-44

1 IziKronike 8:34

Imibhalo Yaphansi

  • *

    Obuye abizwe ngokuthi uMefibhosheti.

Izikhombo Zezincwadi

  • +2Sa 4:4
  • +2Sa 9:12

Okunye

1 Izikronike 8:1Gen 35:16, 18
1 Izikronike 8:11 IziKr. 7:6
1 Izikronike 8:1Gen 46:21
1 Izikronike 8:3Gen 46:21
1 Izikronike 8:6Jos 21:8, 17; 1Sa 13:16
1 Izikronike 8:12Neh 6:2
1 Izikronike 8:12Ezr 2:1, 33
1 Izikronike 8:13Jos 19:42, 48; 21:8, 24
1 Izikronike 8:29Jos 9:15, 17; 21:8, 17; 1 IziKr. 21:29
1 Izikronike 8:291 IziKr. 9:35-38
1 Izikronike 8:331Sa 14:50
1 Izikronike 8:331Sa 9:1, 2; 11:15
1 Izikronike 8:331Sa 14:45
1 Izikronike 8:331Sa 14:49
1 Izikronike 8:331Sa 31:2
1 Izikronike 8:332Sa 2:8; 1 IziKr. 9:39-44
1 Izikronike 8:342Sa 4:4
1 Izikronike 8:342Sa 9:12
  • IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
  • 1
  • 2
  • 3
  • 4
  • 5
  • 6
  • 7
  • 8
  • 9
  • 10
  • 11
  • 12
  • 13
  • 14
  • 15
  • 16
  • 17
  • 18
  • 19
  • 20
  • 21
  • 22
  • 23
  • 24
  • 25
  • 26
  • 27
  • 28
  • 29
  • 30
  • 31
  • 32
  • 33
  • 34
  • 35
  • 36
  • 37
  • 38
  • 39
  • 40
IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
1 IziKronike 8:1-40

Eyokuqala YeziKronike

8 UBhenjamini + wazala uBhela + izibulo lakhe, u-Ashibheli + owesibili, u-Ahara owesithathu, 2 uNoha owesine noRafa owesihlanu. 3 Amadodana kaBhela kwakungu-Adari, uGera, + u-Abhihudi, 4 u-Abhishuwa, uNahamani, u-Ahowa, 5 uGera, uShefufani noHuramu. 6 Lawa kwakungamadodana ka-Ehudi, izinhloko zemindeni yoyise yabakhe eGeba, + ayedingiselwe eManahati: 7 UNahamani, u-Ahiya noGera—okunguyena owawayisa ekudingisweni, wazala u-Uziza no-Ahihudi. 8 UShaharayimi wazala abantwana endaweni* yakwaMowabi ngemva kokuba esehambise abafazi bakhe. Abafazi bakhe kwakunguHushimi noBhahara.* 9 KuHodeshi umkakhe wazala uJobabi, uZibhiya, uMesha, uMalikamu, 10 uJewuzi, uSakhiya noMirima. Lawa kwakungamadodana akhe, izinhloko zemindeni yoyise.

11 KuHushimi wazala u-Abhithubi no-Eliphahali. 12 Amadodana ka-Eliphahali kwakungu-Ebhere, uMishamu, uShemedi (owakha i-Ono + neLodi + nezindawo ezingaphansi kwalo),* 13 uBheriya noShema. Laba babeyizinhloko zemindeni yoyise yabakhe e-Ajaloni. + Baxosha ababakhe eGati. 14 Kwakukhona no-Ahiyo, uShashaki, uJeremoti, 15 uZebadiya, u-Aradi, u-Edere, 16 uMikayeli, u-Ishipha, uJoha, amadodana kaBheriya; 17 noZebadiya, uMeshulami, uHiziki, uHebhere, 18 u-Ishimerayi, u-Iziliya, uJobabi, amadodana ka-Eliphahali; 19 noJakimi, uZikiri, uZabidi, 20 u-Eliyenayi, uZilethayi, u-Eliyeli, 21 u-Adaya, uBheraya, uShimrati, amadodana kaShimeyi; 22 noJishipani, u-Ebhere, u-Eliyeli, 23 u-Abhidoni, uZikiri, uHanani, 24 uHananiya, u-Elamu, u-Anithothiya, 25 u-Ifideya, uPhenuweli, amadodana kaShashaki; 26 noShamusherayi, uShehariya, u-Athaliya, 27 uJahareshiya, u-Eliya, uZikiri, amadodana kaJerohamu. 28 Laba babeyizinhloko zemindeni yoyise ngokozalo lwabo. Lezi zinhloko zazihlala eJerusalema.

29 UJeheyeli, uyise kaGibheyoni, wayehlala eGibheyoni. + Igama lomkakhe kwakunguMahakha. + 30 Indodana yakhe eyizibulo kwakungu-Abhidoni, elandelwa uZuri, uKishi, uBhali, uNadabi, 31 uGedori, u-Ahiyo noZekeri. 32 UMikiloti wazala uShimeya. Bonke babehlala eduze kwabafowabo eJerusalema kanye nabanye abafowabo.

33 UNeri + wazala uKishi; uKishi wazala uSawule; + uSawule wazala uJonathani, + uMaliki-shuwa, + u-Abhinadaba + no-Eshibhali. *+ 34 Indodana kaJonathani kwakunguMeribi-bhali. *+ UMeribi-bhali wazala uMika. + 35 Amadodana kaMika kwakunguPhithoni, uMeleki, uThareya no-Ahazi. 36 U-Ahazi wazala uJehohada; uJehohada wazala u-Alemeti, u-Azimaveti noZimri. UZimri wazala uMoza. 37 UMoza wazala uBhineya, uBhineya wazala uRafa, uRafa wazala u-Eleyasa, u-Eleyasa wazala u-Azeli. 38 U-Azeli wayenamadodana ayisithupha, amagama awo kwakungu-Azirikamu, uBhokeru, u-Ishmayeli, uShehariya, u-Obadiya noHanani. Wonke lawa kwakungamadodana ka-Azeli. 39 Amadodana ka-Esheki umfowabo kwakungu-Ulamu izibulo lakhe, uJewushi eyesibili no-Elifeleti eyesithathu. 40 Amadodana ka-Ulamu ayengamaqhawe anamandla akwazi ukusebenzisa umnsalo, futhi ayenamadodana amaningi nabazukulu abaningi, sebebonke babengu-150. Wonke lawa ayeyinzalo kaBhenjamini.

Zulu Publications (1975-2025)
Phuma
Ngena
  • IsiZulu
  • Thumela
  • Okukhethayo
  • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
  • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
  • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • JW.ORG
  • Ngena
Thumela