Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • 1 IziKronike 24
  • IBhayibheli ImiBhalo Engcwele

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

1 IziKronike Okuphakathi

      • UDavide uhlukanisa abapristi babe izigaba ezingu-24 (1-19)

      • Ezinye izabelo zamaLevi (20-31)

1 IziKronike 24:1

Izikhombo Zezincwadi

  • +Lev 10:1
  • +Eks 6:23; 28:1

1 IziKronike 24:2

Izikhombo Zezincwadi

  • +Num 26:61
  • +Num 16:39, 40

1 IziKronike 24:3

Izikhombo Zezincwadi

  • +2Sa 8:17

1 IziKronike 24:5

Izikhombo Zezincwadi

  • +IzA 16:33

1 IziKronike 24:6

Izikhombo Zezincwadi

  • +1Kh 2:35
  • +2Sa 8:17
  • +2Sa 19:11; 1Kh 1:5, 7

1 IziKronike 24:10

Izikhombo Zezincwadi

  • +Luk 1:5

1 IziKronike 24:19

Izikhombo Zezincwadi

  • +2Kh 11:9; Luk 1:8, 23

1 IziKronike 24:20

Izikhombo Zezincwadi

  • +Eks 6:18
  • +1 IziKr. 23:16; 26:24

1 IziKronike 24:21

Izikhombo Zezincwadi

  • +1 IziKr. 23:17

1 IziKronike 24:22

Izikhombo Zezincwadi

  • +1 IziKr. 23:18

1 IziKronike 24:23

Izikhombo Zezincwadi

  • +1 IziKr. 26:31

1 IziKronike 24:26

Izikhombo Zezincwadi

  • +Gen 46:11

1 IziKronike 24:28

Izikhombo Zezincwadi

  • +1 IziKr. 23:22

1 IziKronike 24:31

Izikhombo Zezincwadi

  • +IzA 16:33

Okunye

1 Izikronike 24:1Lev 10:1
1 Izikronike 24:1Eks 6:23; 28:1
1 Izikronike 24:2Num 26:61
1 Izikronike 24:2Num 16:39, 40
1 Izikronike 24:32Sa 8:17
1 Izikronike 24:5IzA 16:33
1 Izikronike 24:61Kh 2:35
1 Izikronike 24:62Sa 8:17
1 Izikronike 24:62Sa 19:11; 1Kh 1:5, 7
1 Izikronike 24:10Luk 1:5
1 Izikronike 24:192Kh 11:9; Luk 1:8, 23
1 Izikronike 24:20Eks 6:18
1 Izikronike 24:201 IziKr. 23:16; 26:24
1 Izikronike 24:211 IziKr. 23:17
1 Izikronike 24:221 IziKr. 23:18
1 Izikronike 24:231 IziKr. 26:31
1 Izikronike 24:26Gen 46:11
1 Izikronike 24:281 IziKr. 23:22
1 Izikronike 24:31IzA 16:33
  • IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
  • 1
  • 2
  • 3
  • 4
  • 5
  • 6
  • 7
  • 8
  • 9
  • 10
  • 11
  • 12
  • 13
  • 14
  • 15
  • 16
  • 17
  • 18
  • 19
  • 20
  • 21
  • 22
  • 23
  • 24
  • 25
  • 26
  • 27
  • 28
  • 29
  • 30
  • 31
IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
1 IziKronike 24:1-31

Eyokuqala YeziKronike

24 Nazi izigaba zenzalo ka-Aroni: Amadodana ka-Aroni kwakunguNadabi, u-Abhihu, + u-Eleyazare no-Itamari. + 2 Nokho, uNadabi no-Abhihu bafa ngaphambi kukayise + futhi babengenawo amadodana; kodwa u-Eleyazare + no-Itamari baqhubeka bengabapristi. 3 UDavide, kanye noZadoki + emadodaneni ka-Eleyazare no-Ahimeleki emadodaneni ka-Itamari, bawahlukanisa ngezigaba bewahlukanisela izikhundla zenkonzo yawo. 4 Njengoba amadodana ka-Eleyazare ayenamadoda ayizinhloko amaningi kunamadodana ka-Itamari, bawahlukanisa ngendlela efanele: Amadodana ka-Eleyazare ayenezinhloko zemindeni yoyise ezingu-16, amadodana ka-Itamari wona enezinhloko zemindeni yoyise ezingu-8.

5 Ngaphezu kwalokho, bawahlukanisa ngenkatho, + kwaba iqembu nelinye iqembu, ngoba kwakunezinduna zendawo engcwele nezinduna zikaNkulunkulu weqiniso ezivela emadodaneni ka-Eleyazare nasemadodaneni ka-Itamari. 6 UShemaya indodana kaNethaneli unobhala wamaLevi wabe esebhala amagama awo phambi kwenkosi, izikhulu, uZadoki umpristi, + u-Ahimeleki + indodana ka-Abhiyathara + nezinhloko zemindeni yoyise yabapristi neyamaLevi, u-Eleyazare wakhethelwa umndeni owodwa woyise no-Itamari wakhethelwa owodwa.

7 Inkatho yokuqala yaya kuJehoyaribi; eyesibili kuJedaya, 8 eyesithathu kuHarimi, eyesine kuSeyorimi, 9 eyesihlanu kuMalikhiya, eyesithupha kuMijamini, 10 eyesikhombisa kuHakozi, eka-8 ku-Abhiya, + 11 eka-9 kuJeshuwa, eyeshumi kuShekaniya, 12 eka-11 ku-Eliyashibi, eka-12 kuJakimi, 13 eka-13 kuHupha, eka-14 kuJeshebheyabhu, 14 eka-15 kuBhiliga, eka-16 ku-Imeri, 15 eka-17 kuHeziri, eka-18 kuHaphizezi, 16 eka-19 kuPhethahiya, eka-20 kuJehezikeli, 17 eka-21 kuJakini, eka-22 kuGamuli, 18 eka-23 kuDelaya, eka-24 kuMahaziya.

19 Lezi kwakuyizikhundla zenkonzo yawo, + lapho ayengena khona endlini kaJehova ngokwenqubo eyamiswa ukhokho wawo u-Aroni, njengoba nje uJehova uNkulunkulu ka-Israyeli ayemyalile.

20 KumaLevi ayesele: emadodaneni ka-Amramu + kwakukhona uShubayeli; + emadodaneni kaShubayeli kukhona uJehideya; 21 kuRehabhiya: + emadodaneni kaRehabhiya kukhona u-Ishiyahu inhloko; 22 kuma-Izihari, uShelomoti; + emadodaneni kaShelomoti kukhona uJahati; 23 emadodaneni kaHebroni kukhona uJeriya + inhloko, u-Amariya owesibili, uJahaziyeli owesithathu, uJekameyamu owesine; 24 emadodaneni ka-Uziyeli kukhona uMika; emadodaneni kaMika kukhona uShamiri. 25 Umfowabo kaMika kwakungu-Ishiyahu; emadodaneni ka-Ishiyahu kukhona uZakariya.

26 Amadodana kaMerari + kwakunguMaheli noMushi; emadodaneni kaJahaziya kukhona uBheno. 27 Enzalweni kaMerari: uJahaziya wayenoBheno, uShohamu, uZakuri no-Ibhiri. 28 KuMaheli kukhona u-Eleyazare, owayengenawo amadodana; + 29 kuKishi: emadodaneni kaKishi kukhona uJeramiyeli; 30 amadodana kaMushi kwakunguMaheli, u-Edere noJerimoti.

Lawa kwakungamadodana kaLevi ngokwemindeni yoyise. 31 Nawo enza inkatho + njengoba nje kwenza abafowabo amadodana ka-Aroni phambi kweNkosi uDavide, uZadoki, u-Ahimeleki nezinhloko zemindeni yoyise yabapristi neyamaLevi. Ngokuqondene nemindeni yoyise, oyinhloko wayefana nomfowabo omncane.

Zulu Publications (1975-2025)
Phuma
Ngena
  • IsiZulu
  • Thumela
  • Okukhethayo
  • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
  • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
  • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • JW.ORG
  • Ngena
Thumela