Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • 1 IziKronike 9
  • IBhayibheli ImiBhalo Engcwele

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

1 IziKronike Okuphakathi

      • Uhlu lozalo ngemva kokubuya ekudingisweni (1-34)

      • Uhlu lozalo lukaSawule luyaphindwa (35-44)

1 IziKronike 9:1

Izikhombo Zezincwadi

  • +Jer 39:9

1 IziKronike 9:2

Imibhalo Yaphansi

  • *

    Noma, “amaNethini.” NgesiHebheru, “abanikelwe.”

Izikhombo Zezincwadi

  • +Jos 9:3, 27; Ezr 2:43-54, 70; 8:20; Neh 7:73; 11:3

1 IziKronike 9:3

Izikhombo Zezincwadi

  • +Neh 11:4, 5
  • +Neh 11:7-9

1 IziKronike 9:4

Izikhombo Zezincwadi

  • +Gen 46:12; 1 IziKr. 2:4

1 IziKronike 9:6

Izikhombo Zezincwadi

  • +1 IziKr. 2:4, 6

1 IziKronike 9:10

Izikhombo Zezincwadi

  • +Neh 11:10-14

1 IziKronike 9:11

Imibhalo Yaphansi

  • *

    Noma, “wethempeli.”

1 IziKronike 9:14

Izikhombo Zezincwadi

  • +Neh 11:15

1 IziKronike 9:16

Izikhombo Zezincwadi

  • +1 IziKr. 2:54; Neh 12:28

1 IziKronike 9:17

Izikhombo Zezincwadi

  • +Ezr 2:1, 42; Neh 11:19

1 IziKronike 9:18

Izikhombo Zezincwadi

  • +Neh 3:29

1 IziKronike 9:20

Izikhombo Zezincwadi

  • +Num 25:11, 13; Jos 22:30; Hlu 20:28
  • +Eks 6:25; Num 3:32

1 IziKronike 9:21

Izikhombo Zezincwadi

  • +1 IziKr. 26:14, 19

1 IziKronike 9:22

Izikhombo Zezincwadi

  • +1 IziKr. 9:1
  • +1Sa 9:9

1 IziKronike 9:23

Izikhombo Zezincwadi

  • +2Kr 23:16, 19; Neh 12:45

1 IziKronike 9:24

Izikhombo Zezincwadi

  • +1 IziKr. 26:14-16

1 IziKronike 9:26

Imibhalo Yaphansi

  • *

    NgesiHebheru, “Kwakunabalindisango abanamandla.”

  • *

    Noma, “amagumbi okudlela.”

Izikhombo Zezincwadi

  • +1 IziKr. 26:20; 28:11, 12; 2Kr 31:12

1 IziKronike 9:28

Izikhombo Zezincwadi

  • +Num 1:50

1 IziKronike 9:29

Izikhombo Zezincwadi

  • +1Kh 8:4
  • +Lev 2:1; 1 IziKr. 23:29
  • +Lev 23:12, 13
  • +Eks 27:20
  • +Lev 2:1, 2
  • +Eks 25:3, 6

1 IziKronike 9:31

Izikhombo Zezincwadi

  • +Lev 2:5, 7

1 IziKronike 9:32

Imibhalo Yaphansi

  • *

    Okuwukuthi, isinkwa sokubukwa.

Izikhombo Zezincwadi

  • +2Kr 2:4; 13:11
  • +Lev 24:6, 8

1 IziKronike 9:33

Imibhalo Yaphansi

  • *

    Noma, “emagunjini okudlela.”

1 IziKronike 9:35

Izikhombo Zezincwadi

  • +Jos 21:8, 17

1 IziKronike 9:39

Izikhombo Zezincwadi

  • +1Sa 14:50
  • +1Sa 9:1, 2; 11:15
  • +1Sa 14:45; 18:1; 2Sa 1:23
  • +1Sa 14:49
  • +1Sa 31:2

1 IziKronike 9:40

Izikhombo Zezincwadi

  • +2Sa 4:4
  • +2Sa 9:12

Okunye

1 Izikronike 9:1Jer 39:9
1 Izikronike 9:2Jos 9:3, 27; Ezr 2:43-54, 70; 8:20; Neh 7:73; 11:3
1 Izikronike 9:3Neh 11:4, 5
1 Izikronike 9:3Neh 11:7-9
1 Izikronike 9:4Gen 46:12; 1 IziKr. 2:4
1 Izikronike 9:61 IziKr. 2:4, 6
1 Izikronike 9:10Neh 11:10-14
1 Izikronike 9:14Neh 11:15
1 Izikronike 9:161 IziKr. 2:54; Neh 12:28
1 Izikronike 9:17Ezr 2:1, 42; Neh 11:19
1 Izikronike 9:18Neh 3:29
1 Izikronike 9:20Num 25:11, 13; Jos 22:30; Hlu 20:28
1 Izikronike 9:20Eks 6:25; Num 3:32
1 Izikronike 9:211 IziKr. 26:14, 19
1 Izikronike 9:221 IziKr. 9:1
1 Izikronike 9:221Sa 9:9
1 Izikronike 9:232Kr 23:16, 19; Neh 12:45
1 Izikronike 9:241 IziKr. 26:14-16
1 Izikronike 9:261 IziKr. 26:20; 28:11, 12; 2Kr 31:12
1 Izikronike 9:28Num 1:50
1 Izikronike 9:291Kh 8:4
1 Izikronike 9:29Lev 2:1; 1 IziKr. 23:29
1 Izikronike 9:29Lev 23:12, 13
1 Izikronike 9:29Eks 27:20
1 Izikronike 9:29Lev 2:1, 2
1 Izikronike 9:29Eks 25:3, 6
1 Izikronike 9:31Lev 2:5, 7
1 Izikronike 9:322Kr 2:4; 13:11
1 Izikronike 9:32Lev 24:6, 8
1 Izikronike 9:35Jos 21:8, 17
1 Izikronike 9:391Sa 14:50
1 Izikronike 9:391Sa 9:1, 2; 11:15
1 Izikronike 9:391Sa 14:45; 18:1; 2Sa 1:23
1 Izikronike 9:391Sa 14:49
1 Izikronike 9:391Sa 31:2
1 Izikronike 9:402Sa 4:4
1 Izikronike 9:402Sa 9:12
  • IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
  • 1
  • 2
  • 3
  • 4
  • 5
  • 6
  • 7
  • 8
  • 9
  • 10
  • 11
  • 12
  • 13
  • 14
  • 15
  • 16
  • 17
  • 18
  • 19
  • 20
  • 21
  • 22
  • 23
  • 24
  • 25
  • 26
  • 27
  • 28
  • 29
  • 30
  • 31
  • 32
  • 33
  • 34
  • 35
  • 36
  • 37
  • 38
  • 39
  • 40
  • 41
  • 42
  • 43
  • 44
IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
1 IziKronike 9:1-44

Eyokuqala YeziKronike

9 Wonke ama-Israyeli ayebhalwe ngokohlu lozalo futhi alotshwe eNcwadini Yamakhosi Akwa-Israyeli. UJuda wayiswa ekudingisweni eBhabhiloni ngenxa yokungathembeki kwakhe. + 2 Izakhamuzi zokuqala ezabuyela kokungokwazo emadolobheni azo kwakungama-Israyeli athile, abapristi, amaLevi nezikhonzi zasethempelini. *+ 3 Enye inzalo kaJuda, + kaBhenjamini, + ka-Efrayimi nekaManase yahlala eJerusalema: 4 U-Uthayi indodana ka-Amihudi, oyindodana ka-Omri, oyindodana ka-Imri, oyindodana kaBhani, benzalo kaPherezi + indodana kaJuda. 5 KwabaseShilo, u-Asaya izibulo namadodana akhe. 6 Emadodaneni kaZera, + uJewuweli nabafowabo abangu-690.

7 Enzalweni kaBhenjamini, uSalu indodana kaMeshulamu, oyindodana kaHodaviya, oyindodana kaHasenuwa, 8 u-Ibhineya oyindodana kaJerohamu, u-Elahi oyindodana ka-Uzi, oyindodana kaMikiri, noMeshulamu indodana kaShefathiya, oyindodana kaRehuweli, oyindodana ka-Ibhiniya. 9 Abafowabo ngokozalo lwabo babengu-956. Wonke la madoda ayeyizinhloko zemindeni yoyise.

10 Kubapristi kwakukhona uJedaya, uJehoyaribi, uJakini, + 11 u-Azariya indodana kaHilikiya, oyindodana kaMeshulamu, oyindodana kaZadoki, oyindodana kaMerayoti, oyindodana ka-Ahithubi, umholi endlini* kaNkulunkulu weqiniso, 12 u-Adaya indodana kaJerohamu, oyindodana kaPhashuri, oyindodana kaMalikhiya, uMahasayi indodana ka-Adiyeli, oyindodana kaJahizera, oyindodana kaMeshulamu, oyindodana kaMeshilemiti, oyindodana ka-Imeri, 13 nabafowabo, izinhloko zemindeni yoyise, amadoda anamandla angu-1 760, amadoda anekhono alungele ukwenza inkonzo yendlu kaNkulunkulu weqiniso.

14 KumaLevi kwakukhona uShemaya + indodana kaHashubi, oyindodana ka-Azirikamu, oyindodana kaHashabiya enzalweni kaMerari; 15 noBhakibhakari, uHereshi, uGalali, uMathaniya indodana kaMikha, oyindodana kaZikiri, oyindodana ka-Asafa, 16 u-Obadiya indodana kaShemaya, oyindodana kaGalali, oyindodana kaJeduthuni, noBherekiya indodana ka-Asa, oyindodana ka-Elkana, owayehlala emizini yamaNethofa. +

17 Abalindisango + kwakunguShalumi, u-Akhubi, uThalimoni no-Ahimani; umfowabo uShalumi wayeyinhloko, 18 kuze kube ngaleso sikhathi wayesesangweni lenkosi elingasempumalanga. + Laba babengabalindisango bamakamu amaLevi. 19 UShalumi indodana kaKore, oyindodana ka-Ebhiyasafa, oyindodana kaKhora nabafowabo emndenini kayise, abakwaKhora, babengamele umsebenzi wenkonzo, abalindimnyango betende, futhi oyise babengamele ikamu likaJehova, bengabalindi bendlela engenayo. 20 NguFinehasi + indodana ka-Eleyazare + owayengumholi wabo esikhathini esidlule; uJehova wayenaye. 21 UZakariya + indodana kaMeshelemiya wayengumlindisango womnyango wetende lokuhlangana.

22 Esewonke amadoda ayekhethelwe ukugada emasangweni, ayengu-212. Ayesezindaweni zawo zokuhlala ngokohlu lozalo lwawo. + UDavide noSamuweli obona imibono + bawabeka esikhundleni sokwethenjelwa. 23 Wona namadodana awo babengamele inkonzo yokuqapha amasango endlu kaJehova, + indlu yetende. 24 Abalindisango babesezinhlangothini ezine—empumalanga, entshonalanga, enyakatho naseningizimu. + 25 Ngezikhathi ezithile, abafowabo kwakufanele beze bevela ezindaweni ababehlala kuzo bakhonze kanye nabo izinsuku eziyisikhombisa. 26 Kwakunezinduna zabalindisango* ezine esikhundleni sokwethenjelwa. ZazingamaLevi, futhi zazengamele amagumbi* nengcebo yendlu kaNkulunkulu weqiniso. + 27 Ayema ubusuku bonke egadile ezungeza indlu kaNkulunkulu weqiniso, ngoba ayenza inkonzo yokuqapha futhi ayengamele isihluthulelo, evula indlu njalo ekuseni.

28 Amanye awo ayengamele izinto + zenkonzo; ayezibala lapho ezingenisa nalapho ezikhipha. 29 Amanye awo ayemiswe ukuba engamele ezinye izinto, + engamele zonke izinto ezingcwele, futhi engamele ufulawa ocolekile, + iwayini, + amafutha, + inhlaka yempepho + namafutha ebhalsamu. + 30 Amanye amadodana abapristi ayexuba amafutha okugcoba ebhalsamu. 31 UMatithiya umLevi, owayeyizibulo likaShalumi wakwaKhora, wayesesikhundleni sokwethenjelwa engamele izinto ezibhakwa emapanini. + 32 Abanye abafowabo abangamaKohati, babengamele izinkwa ezibekwa zitakelane, *+ ukuze bazilungise njalo ngesabatha. +

33 Laba babengabahlabeleli, izinhloko zemindeni yoyise bamaLevi emagunjini,* labo ababekhululiwe kweminye imisebenzi; ngoba ubusuku nemini kwakuwumthwalo wabo ukuba semsebenzini. 34 Laba babeyizinhloko zemindeni yoyise bamaLevi ngokohlu lozalo lwabo, amadoda ayizinhloko. Babehlala eJerusalema.

35 UJeheyeli, uyise kaGibheyoni, wayehlala eGibheyoni. + Igama lomkakhe kwakunguMahakha. 36 Indodana yakhe eyizibulo kwakungu-Abhidoni, elandelwa uZuri, uKishi, uBhali, uNeri, uNadabi, 37 uGedori, u-Ahiyo, uZakariya noMikiloti. 38 UMikiloti wazala uShimeyami. Bonke babehlala eduze kwabafowabo eJerusalema kanye nabanye abafowabo. 39 UNeri + wazala uKishi; uKishi wazala uSawule; + uSawule wazala uJonathani, + uMaliki-shuwa, + u-Abhinadaba + no-Eshibhali. 40 Indodana kaJonathani kwakunguMeribi-bhali. + UMeribi-bhali wazala uMika. + 41 Amadodana kaMika kwakunguPhithoni, uMeleki, uThareya no-Ahazi. 42 U-Ahazi wazala uJara; uJara wazala u-Alemeti, u-Azimaveti noZimri. UZimri wazala uMoza. 43 UMoza wazala uBhineya noRefaya indodana yakhe, u-Eleyasa indodana yakhe, u-Azeli indodana yakhe. 44 U-Azeli wayenamadodana ayisithupha, amagama awo kwakungu-Azirikamu, uBhokeru, u-Ishmayeli, uShehariya, u-Obadiya noHanani. Lawa kwakungamadodana ka-Azeli.

Zulu Publications (1975-2025)
Phuma
Ngena
  • IsiZulu
  • Thumela
  • Okukhethayo
  • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
  • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
  • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • JW.ORG
  • Ngena
Thumela