Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • 1 IziKronike 7
  • IBhayibheli ImiBhalo Engcwele

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

1 IziKronike Okuphakathi

      • Inzalo ka-Isakare (1-5), kaBhenjamini (6-12), kaNafetali (13), kaManase (14-19), ka-Efrayimi (20-29), neka-Asheri (30-40)

1 IziKronike 7:1

Izikhombo Zezincwadi

  • +Gen 46:13; Num 26:23, 24

1 IziKronike 7:3

Imibhalo Yaphansi

  • *

    NgesiHebheru, “Amadodana.”

  • *

    NgesiHebheru, “babeyizinhloko.”

1 IziKronike 7:5

Izikhombo Zezincwadi

  • +Num 26:25

1 IziKronike 7:6

Izikhombo Zezincwadi

  • +Gen 35:16, 18; Num 26:38, 39
  • +1 IziKr. 8:1
  • +Gen 46:21
  • +1 IziKr. 7:10

1 IziKronike 7:7

Izikhombo Zezincwadi

  • +Num 26:41

1 IziKronike 7:10

Imibhalo Yaphansi

  • *

    NgesiHebheru, “Amadodana.”

Izikhombo Zezincwadi

  • +1 IziKr. 7:6

1 IziKronike 7:12

Izikhombo Zezincwadi

  • +1 IziKr. 7:7

1 IziKronike 7:13

Imibhalo Yaphansi

  • *

    NgesiHebheru, “amadodana.”

Izikhombo Zezincwadi

  • +Num 26:48, 49
  • +Gen 30:3, 8; 46:24, 25

1 IziKronike 7:14

Imibhalo Yaphansi

  • *

    NgesiHebheru, “Amadodana.”

Izikhombo Zezincwadi

  • +Gen 41:50, 51
  • +Gen 50:23; Num 26:29; Dut 3:15

1 IziKronike 7:15

Izikhombo Zezincwadi

  • +Num 26:33
  • +Num 27:1, 7

1 IziKronike 7:17

Imibhalo Yaphansi

  • *

    NgesiHebheru, “Amadodana.”

1 IziKronike 7:20

Izikhombo Zezincwadi

  • +Num 1:33
  • +Num 26:35

1 IziKronike 7:21

Izikhombo Zezincwadi

  • +1Sa 7:14; 17:4

1 IziKronike 7:23

Imibhalo Yaphansi

  • *

    Incazelo: “Ngenhlekelele.”

1 IziKronike 7:24

Izikhombo Zezincwadi

  • +Jos 16:1, 3
  • +Jos 16:5; 21:20, 22; 2Kr 8:3, 5

1 IziKronike 7:27

Imibhalo Yaphansi

  • *

    Noma, “uJehoshuwa,” okusho ukuthi “UJehova Uyinsindiso.”

Izikhombo Zezincwadi

  • +Eks 33:11; Num 11:28; 32:11, 12; Dut 34:9; Jos 1:1

1 IziKronike 7:28

Imibhalo Yaphansi

  • *

    Noma, “ezilizungezile.”

  • *

    Noma kungaba, “eGaza,” nakuba kungelona iGaza eliseFilistiya.

Izikhombo Zezincwadi

  • +Gen 28:16, 19; Jos 16:1, 2

1 IziKronike 7:29

Izikhombo Zezincwadi

  • +Jos 17:11; 1Sa 31:8, 10
  • +Hlu 5:1, 19
  • +Hlu 1:27; 1Kh 9:15
  • +1Kh 4:7, 11

1 IziKronike 7:30

Izikhombo Zezincwadi

  • +Num 26:44, 45
  • +Gen 46:17

1 IziKronike 7:34

Imibhalo Yaphansi

  • *

    Obizwa nangokuthi uShomeri evesini 32.

1 IziKronike 7:35

Imibhalo Yaphansi

  • *

    Cishe “uHothamu” osevesini 32.

1 IziKronike 7:40

Izikhombo Zezincwadi

  • +Eks 30:14
  • +Num 1:41; 26:47

Okunye

1 Izikronike 7:1Gen 46:13; Num 26:23, 24
1 Izikronike 7:5Num 26:25
1 Izikronike 7:6Gen 35:16, 18; Num 26:38, 39
1 Izikronike 7:61 IziKr. 8:1
1 Izikronike 7:6Gen 46:21
1 Izikronike 7:61 IziKr. 7:10
1 Izikronike 7:7Num 26:41
1 Izikronike 7:101 IziKr. 7:6
1 Izikronike 7:121 IziKr. 7:7
1 Izikronike 7:13Num 26:48, 49
1 Izikronike 7:13Gen 30:3, 8; 46:24, 25
1 Izikronike 7:14Gen 41:50, 51
1 Izikronike 7:14Gen 50:23; Num 26:29; Dut 3:15
1 Izikronike 7:15Num 26:33
1 Izikronike 7:15Num 27:1, 7
1 Izikronike 7:20Num 1:33
1 Izikronike 7:20Num 26:35
1 Izikronike 7:211Sa 7:14; 17:4
1 Izikronike 7:24Jos 16:1, 3
1 Izikronike 7:24Jos 16:5; 21:20, 22; 2Kr 8:3, 5
1 Izikronike 7:27Eks 33:11; Num 11:28; 32:11, 12; Dut 34:9; Jos 1:1
1 Izikronike 7:28Gen 28:16, 19; Jos 16:1, 2
1 Izikronike 7:29Jos 17:11; 1Sa 31:8, 10
1 Izikronike 7:29Hlu 5:1, 19
1 Izikronike 7:29Hlu 1:27; 1Kh 9:15
1 Izikronike 7:291Kh 4:7, 11
1 Izikronike 7:30Num 26:44, 45
1 Izikronike 7:30Gen 46:17
1 Izikronike 7:40Eks 30:14
1 Izikronike 7:40Num 1:41; 26:47
  • IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
  • 1
  • 2
  • 3
  • 4
  • 5
  • 6
  • 7
  • 8
  • 9
  • 10
  • 11
  • 12
  • 13
  • 14
  • 15
  • 16
  • 17
  • 18
  • 19
  • 20
  • 21
  • 22
  • 23
  • 24
  • 25
  • 26
  • 27
  • 28
  • 29
  • 30
  • 31
  • 32
  • 33
  • 34
  • 35
  • 36
  • 37
  • 38
  • 39
  • 40
IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
1 IziKronike 7:1-40

Eyokuqala YeziKronike

7 Amadodana ka-Isakare kwakunguThola, uPhuwa, uJashubi noShimroni +—ayemane. 2 Amadodana kaThola kwakungu-Uzi, uRefaya, uJeriyeli, uJahimayi, u-Ibhisamu noShemuweli, izinhloko zemindeni yoyise. KuThola kwavela amaqhawe anamandla, isibalo sawo ezinsukwini zikaDavide sasingu-22 600. 3 Inzalo* ka-Uzi kwakungu-Izrahiya, amadodana ka-Izrahiya: uMikayeli, u-Obadiya, uJoweli no-Ishiyahu—bobahlanu babeyizinduna.* 4 Ngokozalo lwabo, ngokwemindeni yoyise, babenamasosha angu-36 000 ebuthweni labo lempi ngoba babenabafazi abaningi namadodana amaningi. 5 Abafowabo bayo yonke imindeni yakwa-Isakare babengamaqhawe anamandla, ayengu-87 000 ngokwalokho okusezinhlwini zozalo. +

6 Amadodana kaBhenjamini + kwakunguBhela, + uBhekeri + noJediyayeli +—ayemathathu. 7 Amadodana kaBhela kwakungu-Eziboni, u-Uzi, u-Uziyeli, uJerimoti no-Irayi—ayemahlanu—izinhloko zemindeni yoyise, amaqhawe anamandla, ayengu-22 034 ayesohlwini lwawo lozalo. + 8 Amadodana kaBhekeri kwakunguZemira, uJowashi, u-Eliyezeri, u-Eliyohenayi, u-Omri, uJeremoti, u-Abhiya, u-Anathoti no-Alemeti—wonke lawa kwakungamadodana kaBhekeri. 9 Amaqhawe anamandla abhaliswa ngokohlu lozalo lwawo ngokuphathelene nezinhloko zemindeni yoyise ayengu-20 200. 10 Indodana* kaJediyayeli + kwakunguBhilihani, amadodana kaBhilihani kunguJewushi, uBhenjamini, u-Ehudi, uKhenahana, uZethani, uTharishishi no-Ahishahari. 11 Wonke lawa kwakungamadodana kaJediyayeli, ngokwezinhloko zokhokho bawo, amaqhawe anamandla angu-17 200, alungele ukuya empini.

12 UShuphimi noHuphimi babengamadodana ka-Iri; + amaHushimi ayengamadodana ka-Aheri.

13 Amadodana kaNafetali + kwakunguJahiziyeli, uGuni, uJezeri noShalumi—inzalo* kaBhiliha. +

14 Indodana* kaManase + kwakungu-Asiriyeli, amzalelwa isancinza sakhe esingumSiriya. (Sazala uMakiri + uyise kaGileyadi. 15 UMakiri wathathela uHuphimi noShuphimi abafazi, igama likadadewabo kwakunguMahakha.) Igama leyesibili kwakunguZelofehadi, + kodwa uZelofehadi wayenamadodakazi. + 16 UMahakha, umkaMakiri, wazala indodana wayiqamba ngokuthi uPhereshi; igama lomfowabo kwakunguShereshi; amadodana akhe kwakungu-Ulamu noRekemi. 17 Indodana* ka-Ulamu kwakunguBedani. Lawa kwakungamadodana kaGileyadi, oyindodana kaMakiri, oyindodana kaManase. 18 Udadewabo kwakunguHamoleketi. Wazala u-Ishihodi, u-Abhiyezeri noMahila. 19 Amadodana kaShemida kwakungu-Ahiyani, uShekemi, uLikihi no-Aniyamu.

20 Indodana ka-Efrayimi + kwakunguShuthela, + uShuthela wazala uBheredi, uBheredi wazala uThahati, uThahati wazala u-Eleyada, u-Eleyada wazala uThahati, 21 uThahati wazala uZabhadi, uZabhadi wazala uShuthela, u-Ezeri no-Eleyadi. Amadoda aseGati + ayezalelwe kulelo zwe ababulala ngoba behla bayothatha imfuyo yawo. 22 U-Efrayimi uyise wawalilela izinsuku eziningi, abafowabo babelokhu beza bezomduduza. 23 Kamuva walala nomkakhe, wakhulelwa wazala indodana. Kodwa wayiqamba ngokuthi uBheriya,* ngoba umkakhe wazala ngesikhathi umndeni wakhe wehlelwe inhlekelele. 24 Indodakazi yakhe kwakunguSheyera, owakha iBheti-horoni Elisezansi + Nelingenhla + ne-Uzeni-sheyera. 25 Kwakukhona noRefa indodana yakhe kanye noReshefi, uReshefi wazala uThela, uThela wazala uThahani, 26 uThahani wazala uLadani, uLadani wazala u-Amihudi, u-Amihudi wazala u-Elishama, 27 u-Elishama wazala uNuni, uNuni wazala uJoshuwa. *+

28 Ifa lawo nezindawo zawo zokuhlala kwakuyiBhethele + nezindawo ezingaphansi kwalo,* empumalanga kuyiNaharani, entshonalanga kuyiGezeri nezindawo ezingaphansi kwalo neShekemi nezindawo ezingaphansi kwalo kuze kufike e-Aya* nasezindaweni ezingaphansi kwalo; 29 eceleni kwenzalo kaManase kwakuyiBheti-sheyani + nezindawo ezingaphansi kwalo, iThahanaki + nezindawo ezingaphansi kwalo, iMegido + nezindawo ezingaphansi kwalo kanye neDori + nezindawo ezingaphansi kwalo. Inzalo kaJosefa indodana ka-Israyeli yayihlala kulezi zindawo.

30 Amadodana ka-Asheri kwakungu-Imna, u-Ishiva, u-Ishivi noBheriya, + udadewabo kunguSera. + 31 Amadodana kaBheriya kwakunguHebhere noMalikhiyeli, owayenguyise kaBhirizayiti. 32 UHebhere wazala uJafeleti, uShomeri, noHothamu, kanye noShuwa udadewabo. 33 Amadodana kaJafeleti kwakunguPhasaki, uBhimihali no-Ashivati. Lawa kwakungamadodana kaJafeleti. 34 Amadodana kaShemeri* kwakungu-Ahi, uRohiga, uJehubha no-Aramu. 35 Amadodana kaHelemu* umfowabo kwakunguZofa, u-Imna, uSheleshi no-Amali. 36 Amadodana kaZofa kwakunguSuwa, uHarineferi, uShuwali, uBheri, u-Imra, 37 uBhezeri, uHodi, uShama, uShilisha, u-Ithirani noBheyera. 38 Amadodana kaJetheri kwakunguJefune, uPhisipa no-Ara. 39 Amadodana ka-Ula kwakungu-Ara, uHaniyeli noRiziya. 40 Wonke lawa kwakungamadodana ka-Asheri, izinhloko zemindeni yoyise, amaqhawe anamandla akhethiwe, izinhloko zezikhulu; ohlwini lwawo lozalo + ayengu-26 000 amadoda + ayelungele ukuya empini.

Zulu Publications (1975-2025)
Phuma
Ngena
  • IsiZulu
  • Thumela
  • Okukhethayo
  • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
  • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
  • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • JW.ORG
  • Ngena
Thumela