Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • Duteronomi 25
  • IBhayibheli ImiBhalo Engcwele

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

Duteronomi Okuphakathi

      • Imivimbo umuntu angashaywa yona (1-3)

      • Ungayivali umlomo ngesifonyo inkabi ebhulayo (4)

      • Ukungena umkamfowenu (5-10)

      • Okungafanele kubanjwe lapho kuliwa (11, 12)

      • Izisindo nezikali ezinembile (13-16)

      • Ama-Amaleki kufanele aqothulwe (17-19)

Duteronomi 25:1

Izikhombo Zezincwadi

  • +Dut 16:18; 17:8, 9; 19:16, 17
  • +Eks 23:6; 2Kr 19:6; IzA 17:15; 31:9

Duteronomi 25:2

Izikhombo Zezincwadi

  • +IzA 10:13; 20:30; 26:3; Luk 12:48; Heb 2:2

Duteronomi 25:3

Izikhombo Zezincwadi

  • +2Ko 11:24

Duteronomi 25:4

Izikhombo Zezincwadi

  • +IzA 12:10; 1Ko 9:9; 1Ti 5:18

Duteronomi 25:5

Izikhombo Zezincwadi

  • +Gen 38:7, 8; Rut 4:5; Mar 12:19

Duteronomi 25:6

Izikhombo Zezincwadi

  • +Gen 38:9; Rut 4:10, 17
  • +Num 27:1, 4

Duteronomi 25:9

Izikhombo Zezincwadi

  • +Rut 4:7

Duteronomi 25:10

Imibhalo Yaphansi

  • *

    NgesiHebheru, “igama lakhe.”

Duteronomi 25:12

Imibhalo Yaphansi

  • *

    NgesiHebheru, “Iso lakho.”

Duteronomi 25:13

Izikhombo Zezincwadi

  • +IzA 11:1; 20:10; Mik 6:11

Duteronomi 25:14

Imibhalo Yaphansi

  • *

    NgesiHebheru, “ube ne-efa ne-efa.” Bheka iSithasiselo B14.

Izikhombo Zezincwadi

  • +Lev 19:36

Duteronomi 25:15

Izikhombo Zezincwadi

  • +Dut 4:40

Duteronomi 25:16

Izikhombo Zezincwadi

  • +Lev 19:35

Duteronomi 25:17

Izikhombo Zezincwadi

  • +Eks 17:8; Num 24:20

Duteronomi 25:19

Izikhombo Zezincwadi

  • +Jos 22:4
  • +Eks 17:14; 1Sa 14:47, 48; 15:1-3; 1 IziKr. 4:42, 43

Okunye

Dut. 25:1Dut 16:18; 17:8, 9; 19:16, 17
Dut. 25:1Eks 23:6; 2Kr 19:6; IzA 17:15; 31:9
Dut. 25:2IzA 10:13; 20:30; 26:3; Luk 12:48; Heb 2:2
Dut. 25:32Ko 11:24
Dut. 25:4IzA 12:10; 1Ko 9:9; 1Ti 5:18
Dut. 25:5Gen 38:7, 8; Rut 4:5; Mar 12:19
Dut. 25:6Gen 38:9; Rut 4:10, 17
Dut. 25:6Num 27:1, 4
Dut. 25:9Rut 4:7
Dut. 25:13IzA 11:1; 20:10; Mik 6:11
Dut. 25:14Lev 19:36
Dut. 25:15Dut 4:40
Dut. 25:16Lev 19:35
Dut. 25:17Eks 17:8; Num 24:20
Dut. 25:19Jos 22:4
Dut. 25:19Eks 17:14; 1Sa 14:47, 48; 15:1-3; 1 IziKr. 4:42, 43
  • IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
  • 1
  • 2
  • 3
  • 4
  • 5
  • 6
  • 7
  • 8
  • 9
  • 10
  • 11
  • 12
  • 13
  • 14
  • 15
  • 16
  • 17
  • 18
  • 19
IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
Duteronomi 25:1-19

Duteronomi

25 “Lapho kuvela ingxabano phakathi kwabantu, bangaya phambi kwabahluleli, + bona bayobahlulela, bathi olungile akanacala nomubi bamlahle ngecala. + 2 Uma omubi kufanele ashaywe, + umahluleli uyoyala ukuba alaliswe abheke phansi, ashaywe phambi kwakhe. Imivimbo kufanele ihambisane nobubi abenzile. 3 Angamshaya imivimbo egcina kwengu-40, + angeqi lapho. Uma engaqhubeka emshaya imivimbo engaphezu kwale, umfowenu uyohlazeka phambi kwakho.

4 “Ungayivali umlomo ngesifonyo inkabi lapho ibhula ukudla okusanhlamvu. +

5 “Uma izelamani zihlala ndawonye bese esinye sazo sifa singakabi nandodana, umkamufi akufanele ashade nomuntu ongeyena owomndeni. Umfowabo womyeni wakhe kufanele aye kuye, amthathe abe umkakhe, amngene. + 6 Izibulo ayolizala liyoqhubekisela phambili igama lomfowabo ofile, + ukuze igama lakhe lingapheli kwa-Israyeli. +

7 “Uma lo muntu engafuni ukushada umfelokazi womfowabo, umfelokazi womfowabo kufanele aye emadodeni amadala esangweni ledolobha afike athi, ‘Umfowabo womyeni wami wenqabile ukulondoloza igama lomfowabo kwa-Israyeli. Akavumanga ukungingena.’ 8 Amadoda amadala edolobha lakubo kumele ambize akhulume naye. Uma ephikelela ethi, ‘Angifuni ukumshada,’ 9 umfelokazi womfowabo kufanele aye kuye phambi kwamadoda amadala, amkhumule imbadada onyaweni lwakhe, + amkhafulele ebusweni, athi, ‘Yilokhu okufanele kwenziwe kumuntu ongafuni ukwakha indlu yomfowabo.’ 10 Ngemva kwalokho igama lomndeni wakhe* kwa-Israyeli liyokwaziwa ngokuthi ‘Indlu yalowo owakhunyulwa imbadada.’

11 “Uma amadoda amabili elwa, umfazi wenye angenele ukuze avikele umyeni wakhe kulowo omshayayo, bese owesifazane elula isandla ambambe ngesitho sakhe sangasese, 12 kumele usinqume isandla sakhe. Wena* akufanele umdabukele.

13 “Esikhwameni sakho akumele kube namatshe anesisindo esingafani, + elikhulu nelincane. 14 Endlini yakho akumele ube nezitsha zokukala* ezingafani, + esikhulu nesincane. 15 Kufanele uqhubeke unesisindo esinembile nesingashintshashintshi kanye nesikali esinembile nesingashintshashintshi, ukuze uphile isikhathi eside ezweni uJehova uNkulunkulu wakho akunika lona. + 16 Ngoba wonke umuntu ongenabulungisa owenza lezi zinto uyanengeka kuJehova uNkulunkulu wakho. +

17 “Khumbula lokho u-Amaleki akwenza kuwe endleleni lapho niphuma eGibhithe, + 18 indlela akuhlangabeza ngayo endleleni wahlasela bonke ababekulandela lapho usuphele amandla futhi ukhathele. Akamesabanga uNkulunkulu. 19 Lapho uJehova uNkulunkulu wakho esekuphumuzile kuzo zonke izitha zakho ezikuzungezile ezweni uJehova uNkulunkulu wakho akunika lona njengefa ukuba ulidle, + kufanele wenze ukuba u-Amaleki angaphinde akhunjulwe phansi kwamazulu. + Ungakhohlwa.

Zulu Publications (1975-2025)
Phuma
Ngena
  • IsiZulu
  • Thumela
  • Okukhethayo
  • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
  • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
  • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • JW.ORG
  • Ngena
Thumela