Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • 2 AmaKhosi 13
  • IBhayibheli ImiBhalo Engcwele

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

2 AmaKhosi Okuphakathi

      • UJehowahazi uba yinkosi kwa-Israyeli (1-9)

      • UJehowashi uba yinkosi kwa-Israyeli (10-13)

      • U-Elisha uvivinya intshiseko kaJehowashi (14-19)

      • Ukufa kuka-Elisha; amathambo akhe avusa umuntu (20, 21)

      • Isiprofetho sokugcina sika-Elisha siyagcwaliseka (22-25)

2 AmaKhosi 13:1

Izikhombo Zezincwadi

  • +2Kh 11:2, 21
  • +2Kh 8:26; 9:27
  • +2Kh 10:30, 35

2 AmaKhosi 13:2

Izikhombo Zezincwadi

  • +1Kh 12:28-30; 13:33; 14:16

2 AmaKhosi 13:3

Izikhombo Zezincwadi

  • +Heb 12:29
  • +Lev 26:14, 17
  • +1Kh 19:17; 2Kh 8:12
  • +2Kh 13:24

2 AmaKhosi 13:4

Izikhombo Zezincwadi

  • +Eks 3:7; Hlu 10:16; 2Kh 14:26, 27

2 AmaKhosi 13:5

Imibhalo Yaphansi

  • *

    Okuwukuthi, ngokuthula nangokuphepha.

Izikhombo Zezincwadi

  • +Neh 9:27

2 AmaKhosi 13:6

Imibhalo Yaphansi

  • *

    NgesiHebheru, “Ahamba kuso.”

  • *

    Bheka uHlu Lwezincazelo Zamagama.

Izikhombo Zezincwadi

  • +2Kh 10:29; 17:21
  • +Dut 7:5; 1Kh 14:15; 16:33

2 AmaKhosi 13:7

Izikhombo Zezincwadi

  • +2Kh 8:12; 10:32
  • +Amo 1:3

2 AmaKhosi 13:9

Izikhombo Zezincwadi

  • +2Kh 10:35

2 AmaKhosi 13:10

Izikhombo Zezincwadi

  • +2Kh 14:1

2 AmaKhosi 13:11

Imibhalo Yaphansi

  • *

    NgesiHebheru, “Wahamba kulezi.”

Izikhombo Zezincwadi

  • +2Kh 10:29

2 AmaKhosi 13:12

Izikhombo Zezincwadi

  • +2Kh 14:8, 13

2 AmaKhosi 13:13

Imibhalo Yaphansi

  • *

    Okuwukuthi, uJerobowamu II.

Izikhombo Zezincwadi

  • +2Kh 14:28
  • +2Kh 10:35; 13:9

2 AmaKhosi 13:14

Izikhombo Zezincwadi

  • +1Kh 19:16
  • +2Kh 2:11, 12

2 AmaKhosi 13:17

Imibhalo Yaphansi

  • *

    Noma, “wensindiso.”

  • *

    Noma, “wokusindiswa kwabaseSiriya.”

Izikhombo Zezincwadi

  • +1Sa 29:1; 1Kh 20:26

2 AmaKhosi 13:19

Izikhombo Zezincwadi

  • +2Kh 13:25

2 AmaKhosi 13:20

Imibhalo Yaphansi

  • *

    Cishe entwasahlobo.

Izikhombo Zezincwadi

  • +2Kh 1:1; 24:2

2 AmaKhosi 13:21

Izikhombo Zezincwadi

  • +Joh 11:44; Heb 11:35

2 AmaKhosi 13:22

Izikhombo Zezincwadi

  • +1Kh 19:15
  • +2Kh 8:12; 10:32

2 AmaKhosi 13:23

Izikhombo Zezincwadi

  • +2Kh 14:26, 27
  • +Gen 13:14-16
  • +Gen 26:3
  • +Gen 28:13; IHu 105:8; Mik 7:20

2 AmaKhosi 13:25

Imibhalo Yaphansi

  • *

    Noma, “wamshaya.”

Izikhombo Zezincwadi

  • +2Kh 13:19

Okunye

2 AmaKh. 13:12Kh 11:2, 21
2 AmaKh. 13:12Kh 8:26; 9:27
2 AmaKh. 13:12Kh 10:30, 35
2 AmaKh. 13:21Kh 12:28-30; 13:33; 14:16
2 AmaKh. 13:3Heb 12:29
2 AmaKh. 13:3Lev 26:14, 17
2 AmaKh. 13:31Kh 19:17; 2Kh 8:12
2 AmaKh. 13:32Kh 13:24
2 AmaKh. 13:4Eks 3:7; Hlu 10:16; 2Kh 14:26, 27
2 AmaKh. 13:5Neh 9:27
2 AmaKh. 13:62Kh 10:29; 17:21
2 AmaKh. 13:6Dut 7:5; 1Kh 14:15; 16:33
2 AmaKh. 13:72Kh 8:12; 10:32
2 AmaKh. 13:7Amo 1:3
2 AmaKh. 13:92Kh 10:35
2 AmaKh. 13:102Kh 14:1
2 AmaKh. 13:112Kh 10:29
2 AmaKh. 13:122Kh 14:8, 13
2 AmaKh. 13:132Kh 14:28
2 AmaKh. 13:132Kh 10:35; 13:9
2 AmaKh. 13:141Kh 19:16
2 AmaKh. 13:142Kh 2:11, 12
2 AmaKh. 13:171Sa 29:1; 1Kh 20:26
2 AmaKh. 13:192Kh 13:25
2 AmaKh. 13:202Kh 1:1; 24:2
2 AmaKh. 13:21Joh 11:44; Heb 11:35
2 AmaKh. 13:221Kh 19:15
2 AmaKh. 13:222Kh 8:12; 10:32
2 AmaKh. 13:232Kh 14:26, 27
2 AmaKh. 13:23Gen 13:14-16
2 AmaKh. 13:23Gen 26:3
2 AmaKh. 13:23Gen 28:13; IHu 105:8; Mik 7:20
2 AmaKh. 13:252Kh 13:19
  • IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
  • 1
  • 2
  • 3
  • 4
  • 5
  • 6
  • 7
  • 8
  • 9
  • 10
  • 11
  • 12
  • 13
  • 14
  • 15
  • 16
  • 17
  • 18
  • 19
  • 20
  • 21
  • 22
  • 23
  • 24
  • 25
IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
2 AmaKhosi 13:1-25

Eyesibili YamaKhosi

13 Ngonyaka ka-23 kaJehowashi + indodana ka-Ahaziya + inkosi yakwaJuda, uJehowahazi indodana kaJehu + waba yinkosi phezu kuka-Israyeli eSamariya, wabusa iminyaka engu-17. 2 Waqhubeka enza okubi emehlweni kaJehova, waphikelela esonweni uJerobowamu indodana kaNebhati onisa ngaso u-Israyeli. + Akazange asiyeke. 3 Ngakho uJehova wamthukuthelela + u-Israyeli, + wamnikela esandleni sikaHazayeli inkosi + yaseSiriya nasesandleni sikaBheni-hadadi + indodana kaHazayeli zonke lezo zinsuku.

4 Ngokuhamba kwesikhathi uJehowahazi wancenga uJehova ukuba ambonise umusa, uJehova wamlalela, ngoba wayeyibonile indlela inkosi yaseSiriya eyayimcindezele ngayo u-Israyeli. + 5 Ngakho uJehova wanika u-Israyeli umsindisi + ozomkhulula esandleni seSiriya, ama-Israyeli aqhubeka ehlala emizini yawo njengasekuqaleni.* 6 (Nokho, awazange asuke esonweni sendlu kaJerobowamu onisa ngaso u-Israyeli. + Aqhubeka nalesi sono,* isigxobo esingcwele *+ sasilokhu simile eSamariya.) 7 UJehowahazi wasala nebutho elinabagibeli bamahhashi abangu-50, izinqola eziyishumi namasosha ahamba ngezinyawo angu-10 000, ngoba inkosi yaseSiriya yayibabhubhisile, + ibanyathele njengothuli lapho kubhulwa. +

8 Ngokuqondene nawo wonke omunye umlando kaJehowahazi, konke akwenza namandla akhe, kulotshiwe encwadini yomlando wamakhosi akwa-Israyeli. 9 Ekugcineni uJehowahazi walala nokhokho bakhe, wangcwatshwa eSamariya; + uJehowashi indodana yakhe wabusa esikhundleni sakhe.

10 Ngonyaka ka-37 kaJehowashi inkosi yakwaJuda, uJehowashi + indodana kaJehowahazi waba yinkosi phezu kuka-Israyeli eSamariya, wabusa iminyaka engu-16. 11 Waqhubeka enza okubi emehlweni kaJehova, akazange asuke kuzo zonke izono zikaJerobowamu indodana kaNebhati onisa ngazo u-Israyeli. + Waqhubeka nalezi* zono.

12 Ngokuqondene nawo wonke omunye umlando kaJehowashi, konke akwenza namandla akhe nendlela alwa ngayo no-Amaziya inkosi yakwaJuda, + kulotshiwe encwadini yomlando wamakhosi akwa-Israyeli. 13 Ekugcineni uJehowashi walala nokhokho bakhe, uJerobowamu *+ wahlala esihlalweni sakhe sobukhosi. UJehowashi wangcwatshwa eSamariya kanye namakhosi akwa-Israyeli. +

14 Manje lapho u-Elisha + egula ephethwe yisifo esagcina simbulele, uJehowashi inkosi yakwa-Israyeli wehlela kuye wafike wamkhalela wathi: “Baba, baba! Nqola yempi ka-Israyeli nabagibeli bakhe bamahhashi!” + 15 U-Elisha wathi kuye: “Thatha umnsalo nemicibisholo.” Ngakho wawuthatha umnsalo nemicibisholo. 16 Wabe esethi enkosini yakwa-Israyeli: “Beka isandla sakho emnsalweni.” Ngakho yabeka isandla sayo kuwo, okwathi ngemva kwalokho u-Elisha wabeka izandla zakhe phezu kwezandla zenkosi. 17 Ngemva kwalokho wathi: “Vula ifasitela elingasempumalanga.” Ngakho yalivula. U-Elisha wathi: “Cibishela!” Ngakho yacibishela. Wabe esethi: “Umcibisholo kaJehova wokunqoba,* umcibisholo wokunqoba iSiriya!* Uzolishaya iSiriya e-Afeki + uze ulinqobe.”

18 Waqhubeka wathi: “Thatha imicibisholo,” yayithatha. Ngemva kwalokho wathi enkosini yakwa-Israyeli: “Cibishela emhlabathini.” Yacibishela kathathu yayeka. 19 Umuntu kaNkulunkulu weqiniso wayithukuthelela wathi: “Bekufanele ucibishele kahlanu noma kasithupha! Khona-ke ubuzolishaya iSiriya uze ulinqobe, kodwa manje uzolishaya kathathu kuphela iSiriya.” +

20 Ngemva kwalokho u-Elisha wafa wangcwatshwa. Kwakukhona amaviyo abaphangi akwaMowabi + ayevame ukuthelekela izwe ekuqaleni konyaka.* 21 Kwathi lapho abantu abathile bengcwaba umuntu, babona iviyo labaphangi, ngaso leso sikhathi baphonsa lo muntu ethuneni lika-Elisha babaleka. Lapho lo muntu ethintana namathambo ka-Elisha, wavuka ekufeni + wama ngezinyawo.

22 UHazayeli inkosi + yaseSiriya wawacindezela ama-Israyeli + zonke izinsuku zikaJehowahazi. 23 Nokho, uJehova wawabonisa umusa nesihe, + ewakhathalela ngenxa yesivumelwano sakhe no-Abrahama, + u-Isaka + noJakobe. + Akafunanga ukuwachitha, futhi akazange awasuse phambi kwakhe kuze kube namuhla. 24 Lapho uHazayeli inkosi yaseSiriya efa, uBheni-hadadi indodana yakhe wabusa esikhundleni sakhe. 25 UJehowashi indodana kaJehowahazi waphinde wawathatha kuBheni-hadadi indodana kaHazayeli amadolobha uHazayeli ayewathathe kuyise uJehowahazi. UJehowashi wamnqoba* izikhathi ezintathu, + wawathatha amadolobha akwa-Israyeli.

Zulu Publications (1975-2025)
Phuma
Ngena
  • IsiZulu
  • Thumela
  • Okukhethayo
  • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
  • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
  • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • JW.ORG
  • Ngena
Thumela