Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • IHubo 138
  • IBhayibheli ImiBhalo Engcwele

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

AmaHubo Okuphakathi

      • Nakuba ephakeme, uNkulunkulu uyakhathalela

        • ‘Waphendula umthandazo wami’ (3)

        • ‘Ngisho noma ngisengozini, uyangikhulula’ (7)

IHubo 138:1

Imibhalo Yaphansi

  • *

    Noma kungaba, “Ngizokudlalela izinsimbi zomculo, ukuze ngibonise ukuthi angibalaleli abanye onkulunkulu.”

Izikhombo Zezincwadi

  • +IHu 9:1

IHubo 138:2

Imibhalo Yaphansi

  • *

    Noma, “ngibheke endlini yakho engcwele.”

  • *

    Noma kungaba, “ulikhazimulisile izwi lakho ngaphezu kwalo lonke igama lakho.”

Izikhombo Zezincwadi

  • +1Sa 3:3; 1 IziKr. 16:1; IHu 28:2
  • +Joh 17:6

IHubo 138:3

Izikhombo Zezincwadi

  • +IHu 18:6
  • +IHu 29:11; Isay 12:2; 41:10

IHubo 138:4

Izikhombo Zezincwadi

  • +IHu 102:15; Isay 60:3

IHubo 138:5

Izikhombo Zezincwadi

  • +1Kh 8:10, 11

IHubo 138:6

Izikhombo Zezincwadi

  • +1Sa 2:8; IHu 113:6-8; Isay 57:15
  • +Jak 4:6; 1Pe 5:5

IHubo 138:7

Izikhombo Zezincwadi

  • +IHu 71:20

IHubo 138:8

Izikhombo Zezincwadi

  • +IHu 103:17
  • +Job 14:15; IHu 71:18

Okunye

IHu. 138:1IHu 9:1
IHu. 138:21Sa 3:3; 1 IziKr. 16:1; IHu 28:2
IHu. 138:2Joh 17:6
IHu. 138:3IHu 18:6
IHu. 138:3IHu 29:11; Isay 12:2; 41:10
IHu. 138:4IHu 102:15; Isay 60:3
IHu. 138:51Kh 8:10, 11
IHu. 138:61Sa 2:8; IHu 113:6-8; Isay 57:15
IHu. 138:6Jak 4:6; 1Pe 5:5
IHu. 138:7IHu 71:20
IHu. 138:8IHu 103:17
IHu. 138:8Job 14:15; IHu 71:18
  • IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
  • 1
  • 2
  • 3
  • 4
  • 5
  • 6
  • 7
  • 8
IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
IHubo 138:1-8

AmaHubo

ElikaDavide.

138 Ngizokudumisa ngayo yonke inhliziyo yami. +

Ngizokuculela izingoma zokudumisa,

Phambi kwabanye onkulunkulu.*

 2 Ngizokhothama ngibheke ngasethempelini lakho elingcwele, *+

Ngizolidumisa igama lakho +

Ngenxa yothando lwakho oluqotho nokwethembeka kwakho.

Ngoba ulikhazimulisile izwi lakho negama lakho ngaphezu kwayo yonke enye into.*

 3 Ngosuku engakubiza ngalo, wangiphendula; +

Wangenza ngaba nesibindi, wanginika amandla. +

 4 O Jehova, wonke amakhosi omhlaba ayokudumisa, +

Ngoba ayobe ezwile ngezithembiso zakho.

 5 Ayohlabelela ngezindlela zikaJehova,

Ngoba inkazimulo kaJehova inkulu. +

 6 Nakuba uJehova ephakeme, uyamqaphela othobekile, +

Kodwa ozikhukhumezayo umazela kude kuphela. +

 7 Ngisho noma ngisengozini, uyongilonda. +

Uyokwelula isandla sakho ungivikele entukuthelweni yezitha zami;

Isandla sakho sokudla siyongisindisa.

 8 UJehova uyongenzela zonke izinto.

O Jehova, uthando lwakho oluqotho luhlala kuze kube phakade; +

Ungayishiyi imisebenzi yezandla zakho. +

Zulu Publications (1975-2025)
Phuma
Ngena
  • IsiZulu
  • Thumela
  • Okukhethayo
  • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
  • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
  • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • JW.ORG
  • Ngena
Thumela