Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • 2 Samuweli 23
  • IBhayibheli ImiBhalo Engcwele

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

2 Samuweli Okuphakathi

      • Amazwi okugcina kaDavide (1-7)

      • Ukunqoba kwamaqhawe kaDavide (8-39)

2 Samuweli 23:1

Imibhalo Yaphansi

  • *

    Noma, “Umuntu othandekayo.”

Izikhombo Zezincwadi

  • +Gen 49:1; Dut 33:1
  • +1Sa 17:58; Mat 1:6
  • +2Sa 7:8
  • +1Sa 16:13
  • +1 IziKr. 16:9

2 Samuweli 23:2

Izikhombo Zezincwadi

  • +Mar 12:36; 2Ti 3:16
  • +IzE 1:16; 2Pe 1:21

2 Samuweli 23:3

Izikhombo Zezincwadi

  • +Dut 32:4; IHu 144:1
  • +IzA 29:2; Isay 9:7; 32:1
  • +Eks 18:21; Isay 11:3

2 Samuweli 23:4

Izikhombo Zezincwadi

  • +Mal 4:2; Mat 17:2; IsA 1:16
  • +IHu 72:1, 6

2 Samuweli 23:5

Izikhombo Zezincwadi

  • +2Sa 7:16, 19; 1 IziKr. 17:11; IHu 89:3, 28, 29; 132:11
  • +Isay 9:7; 11:1; Amo 9:11

2 Samuweli 23:6

Izikhombo Zezincwadi

  • +IHu 37:10

2 Samuweli 23:8

Izikhombo Zezincwadi

  • +2Sa 10:7; 20:7; 1 IziKr. 11:10
  • +1 IziKr. 11:11

2 Samuweli 23:9

Izikhombo Zezincwadi

  • +1 IziKr. 11:12-14
  • +1 IziKr. 27:1, 4

2 Samuweli 23:10

Imibhalo Yaphansi

  • *

    Noma, “insindiso enkulu.”

Izikhombo Zezincwadi

  • +Hlu 8:4
  • +Hlu 15:14, 16; 1Sa 14:6; 19:5

2 Samuweli 23:12

Imibhalo Yaphansi

  • *

    Noma, “wabalethela insindiso enkulu.”

Izikhombo Zezincwadi

  • +IHu 3:8; 44:3

2 Samuweli 23:13

Izikhombo Zezincwadi

  • +Jos 15:20, 35; 1Sa 22:1
  • +Jos 15:1, 8; 2Sa 5:22; 1 IziKr. 11:15-19

2 Samuweli 23:14

Izikhombo Zezincwadi

  • +1Sa 22:1, 4; 1 IziKr. 12:16

2 Samuweli 23:16

Izikhombo Zezincwadi

  • +Lev 9:9; 17:13

2 Samuweli 23:17

Imibhalo Yaphansi

  • *

    Noma, “imiphefumulo yawo.”

Izikhombo Zezincwadi

  • +Gen 9:4; Lev 17:10

2 Samuweli 23:18

Izikhombo Zezincwadi

  • +1Sa 26:6; 2Sa 21:17
  • +2Sa 2:18; 1 IziKr. 2:15, 16
  • +1 IziKr. 11:20, 21

2 Samuweli 23:20

Imibhalo Yaphansi

  • *

    NgesiHebheru, “wayeyindodana yendoda eyiqhawe.”

Izikhombo Zezincwadi

  • +2Sa 8:18; 20:23; 1Kh 1:8; 2:29; 1 IziKr. 27:5, 6
  • +Jos 15:21
  • +1 IziKr. 11:22-25; IzA 30:30

2 Samuweli 23:24

Izikhombo Zezincwadi

  • +2Sa 2:18, 23; 1 IziKr. 2:15, 16; 27:1, 7
  • +1 IziKr. 11:26-41

2 Samuweli 23:26

Izikhombo Zezincwadi

  • +1 IziKr. 27:1, 10
  • +1 IziKr. 27:1, 9

2 Samuweli 23:27

Izikhombo Zezincwadi

  • +1 IziKr. 27:1, 12
  • +Jos 21:8, 18; Jer 1:1

2 Samuweli 23:28

Izikhombo Zezincwadi

  • +1 IziKr. 27:1, 13

2 Samuweli 23:30

Imibhalo Yaphansi

  • *

    Bheka uHlu Lwezincazelo Zamagama.

Izikhombo Zezincwadi

  • +1 IziKr. 27:1, 14
  • +Hlu 2:8, 9

2 Samuweli 23:34

Izikhombo Zezincwadi

  • +2Sa 15:31; 16:23; 17:23; 1 IziKr. 27:33

2 Samuweli 23:38

Izikhombo Zezincwadi

  • +1 IziKr. 2:53

2 Samuweli 23:39

Izikhombo Zezincwadi

  • +2Sa 11:3; 1Kh 15:5

Okunye

2 Sam. 23:1Gen 49:1; Dut 33:1
2 Sam. 23:11Sa 17:58; Mat 1:6
2 Sam. 23:12Sa 7:8
2 Sam. 23:11Sa 16:13
2 Sam. 23:11 IziKr. 16:9
2 Sam. 23:2Mar 12:36; 2Ti 3:16
2 Sam. 23:2IzE 1:16; 2Pe 1:21
2 Sam. 23:3Dut 32:4; IHu 144:1
2 Sam. 23:3IzA 29:2; Isay 9:7; 32:1
2 Sam. 23:3Eks 18:21; Isay 11:3
2 Sam. 23:4Mal 4:2; Mat 17:2; IsA 1:16
2 Sam. 23:4IHu 72:1, 6
2 Sam. 23:52Sa 7:16, 19; 1 IziKr. 17:11; IHu 89:3, 28, 29; 132:11
2 Sam. 23:5Isay 9:7; 11:1; Amo 9:11
2 Sam. 23:6IHu 37:10
2 Sam. 23:82Sa 10:7; 20:7; 1 IziKr. 11:10
2 Sam. 23:81 IziKr. 11:11
2 Sam. 23:91 IziKr. 11:12-14
2 Sam. 23:91 IziKr. 27:1, 4
2 Sam. 23:10Hlu 8:4
2 Sam. 23:10Hlu 15:14, 16; 1Sa 14:6; 19:5
2 Sam. 23:12IHu 3:8; 44:3
2 Sam. 23:13Jos 15:20, 35; 1Sa 22:1
2 Sam. 23:13Jos 15:1, 8; 2Sa 5:22; 1 IziKr. 11:15-19
2 Sam. 23:141Sa 22:1, 4; 1 IziKr. 12:16
2 Sam. 23:16Lev 9:9; 17:13
2 Sam. 23:17Gen 9:4; Lev 17:10
2 Sam. 23:181Sa 26:6; 2Sa 21:17
2 Sam. 23:182Sa 2:18; 1 IziKr. 2:15, 16
2 Sam. 23:181 IziKr. 11:20, 21
2 Sam. 23:202Sa 8:18; 20:23; 1Kh 1:8; 2:29; 1 IziKr. 27:5, 6
2 Sam. 23:20Jos 15:21
2 Sam. 23:201 IziKr. 11:22-25; IzA 30:30
2 Sam. 23:242Sa 2:18, 23; 1 IziKr. 2:15, 16; 27:1, 7
2 Sam. 23:241 IziKr. 11:26-41
2 Sam. 23:261 IziKr. 27:1, 10
2 Sam. 23:261 IziKr. 27:1, 9
2 Sam. 23:271 IziKr. 27:1, 12
2 Sam. 23:27Jos 21:8, 18; Jer 1:1
2 Sam. 23:281 IziKr. 27:1, 13
2 Sam. 23:301 IziKr. 27:1, 14
2 Sam. 23:30Hlu 2:8, 9
2 Sam. 23:342Sa 15:31; 16:23; 17:23; 1 IziKr. 27:33
2 Sam. 23:381 IziKr. 2:53
2 Sam. 23:392Sa 11:3; 1Kh 15:5
  • IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
  • 1
  • 2
  • 3
  • 4
  • 5
  • 6
  • 7
  • 8
  • 9
  • 10
  • 11
  • 12
  • 13
  • 14
  • 15
  • 16
  • 17
  • 18
  • 19
  • 20
  • 21
  • 22
  • 23
  • 24
  • 25
  • 26
  • 27
  • 28
  • 29
  • 30
  • 31
  • 32
  • 33
  • 34
  • 35
  • 36
  • 37
  • 38
  • 39
IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
2 Samuweli 23:1-39

Eyesibili KaSamuweli

23 Lawa ngamazwi okugcina kaDavide: +

“Amazwi kaDavide indodana kaJese, +

Namazwi endoda ekhazinyulisiwe, +

Ogcotshiwe + kaNkulunkulu kaJakobe,

Umhlabeleli othandekayo* wezingoma + zakwa-Israyeli.

 2 Umoya kaJehova wakhuluma ngami; +

Izwi lakhe lalisolimini lwami. +

 3 UNkulunkulu ka-Israyeli wakhuluma;

IDwala lika-Israyeli + lathi kimi:

‘Lapho umuntu obusa phezu kwesintu elungile, +

Ebusa ngokwesaba uNkulunkulu, +

 4 Kunjengokukhanya kokusa lapho ilanga liphuma, +

Ukusa okungenamafu.

Kunjengokukhanya ngemva kwemvula,

Okwenza kuhlume utshani emhlabeni.’ +

 5 Ayinjalo yini indlu yami phambi kukaNkulunkulu?

Ngoba wenze isivumelwano saphakade nami, +

Esihlelwe kahle senziwa salondeka.

Ngoba sisho ukusindiswa kwami ngokuphelele nayo yonke injabulo yami,

Yingakho esiphumelelisa. +

 6 Kodwa abantu abangelusizo lwalutho balahlwa bonke + njengezihlahla ezinameva,

Ngoba azinakuthathwa ngesandla.

 7 Lapho umuntu ezithinta,

Kufanele abe ehlome ngokuphelele ngensimbi nangomphini womkhonto,

Kufanele zishiswe ngomlilo ziphele endaweni yazo.”

8 Yilawa amagama amaqhawe kaDavide anamandla: + UJoshebi-bashebeti umTahekemoni, inhloko yalaba abathathu. + Wabulala amadoda angu-800 ngomkhonto ngasikhathi sinye. 9 Wayelandelwa u-Eleyazare + indodana kaDodo + indodana ka-Ahohi owayephakathi kwamaqhawe amathathu anamandla ayekanye noDavide lapho beklolodela amaFilisti. Ayebuthene lapho ezolwa, ngakho lapho amadoda akwa-Israyeli ebaleka, 10 yena akazange abaleke, waqhubeka ewabulala amaFilisti ingalo yakhe yaze yakhathala nesandla sakhe saze sanamathela enkembeni + yakhe. Ngakho uJehova wabangela ukunqoba okukhulu* ngalolo suku; + abantu bajika babuyela kuye ukuze bahlubule ababulewe.

11 Wayelandelwa uShamumaha indodana ka-Age umHarari. AmaFilisti aqoqana eLehi, lapho kwakukhona insimu eyayigcwele udali; abantu babaleka ngenxa yamaFilisti. 12 Kodwa yena wama phakathi nensimu wayilwela, waqhubeka ebulala amaFilisti, uJehova wabenza banqoba. *+

13 Abathathu ezinduneni ezingu-30 behla ngesikhathi sokuvuna baya kuDavide emgedeni wase-Adulamu, + amaFilisti ayemise amatende eSigodini SamaRefa. + 14 Ngaleso sikhathi uDavide wayesenqabeni, + ibutho lamaFilisti liseBhetlehema. 15 UDavide wathi: “Uma nje ngingaphuza amanzi omthombo osesangweni laseBhetlehema ngingajabula kakhulu!” 16 Lapho ezwa lokho, la maqhawe amathathu afohla angena ekamu lamaFilisti akha amanzi emthonjeni owawungasesangweni laseBhetlehema awaletha kuDavide; kodwa wenqaba ukuwaphuza, wawathululela phansi emhlabathini phambi kukaJehova. + 17 Wathi: “Angisoze ngakwenza lokhu Jehova! Ingabe kufanele ngiphuze igazi + lamadoda abeke ukuphila kwawo* engozini?” Ngakho wenqaba ukuwaphuza. Lezi yizinto ezenziwa amaqhawe akhe amathathu anamandla.

18 U-Abhishayi + umfowabo kaJowabe indodana kaZeruya, + wayeyinhloko yabanye abathathu; wabulala abangaphezu kuka-300 ngomkhonto, futhi wayenedumela elinjengelabokuqala abathathu. + 19 Nakuba ayevelele kulaba abanye abathathu futhi eyinduna yabo, akazange afike ezingeni labokuqala abathathu.

20 UBhenaya + indodana kaJehoyada wayeyindoda enesibindi* eyenza izenzo eziningi zobuqhawe eKabiziyeli. + Wabulala amadodana amabili ka-Ariyeli wakwaMowabi, wehlela emgodini wamanzi ngolunye usuku likhithika wabulala ibhubesi. + 21 Wabulala nomGibhithe owayemude ngendlela engavamile. Nakuba lo mGibhithe ayephethe umkhonto, waya kuye ephethe induku wafike wahlwitha umkhonto esandleni somGibhithe, wambulala ngomkhonto wakhe. 22 Lezi zinto zenziwa uBhenaya indodana kaJehoyada, wayenedumela elifana nelamaqhawe amathathu anamandla. 23 Nakuba ayevelele ngisho nakakhulu kunalaba abangamashumi amathathu, akazange afike ezingeni lalaba bokuqala abathathu. Nokho, uDavide wammisa ukuba aphathe onogada bakhe.

24 U-Asaheli + umfowabo kaJowabe wayephakathi kwabangu-30: u-Elihanani indodana kaDodo waseBhetlehema, + 25 uShamumaha umHarodi, u-Elika umHarodi, 26 uHelezi + umPhaliti, u-Ira + indodana ka-Ikheshi waseThekhowa, 27 u-Abhi-ezeri + umAnathoti, + uMebunayi umHushati, 28 uZalimoni umAhohi, uMaharayi + umNethofa, 29 uHelebi indodana kaBhahana umNethofa, u-Ithayi indodana kaRibayi waseGibheya lakwaBhenjamini, 30 uBhenaya + umPirathoni, uHidayi wasemihosheni* yaseGahashi, + 31 u-Abhi-aliboni umAraba, u-Azimaveti umBhaharumi, 32 u-Eliyaba umShahaliboni, amadodana kaJasheni, uJonathani, 33 uShamumaha umHarari, u-Ahiyamu indodana kaSharari umHarari, 34 u-Elifeleti indodana ka-Ahashibayi indodana yomuntu waseMahakhati, u-Eliyamu indodana ka-Ahithofeli + waseGilo, 35 uHeziro umKarmeli, uPhaharayi umArabi, 36 u-Igali indodana kaNathani waseZoba, uBhani wakwaGadi, 37 uZeleki umAmoni, uNaharayi waseBheyeroti, isikhonzi esiphatha izikhali zikaJowabe indodana kaZeruya, 38 u-Ira umIthire, uGarebi umIthire + 39 no-Uriya + umHeti—babengu-37 sebebonke.

Zulu Publications (1975-2025)
Phuma
Ngena
  • IsiZulu
  • Thumela
  • Okukhethayo
  • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
  • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
  • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • JW.ORG
  • Ngena
Thumela