Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • IHubo 107
  • IBhayibheli ImiBhalo Engcwele

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

AmaHubo Okuphakathi

      • Bongani uNkulunkulu ngenxa yemisebenzi yakhe emangalisayo

        • Wabaholela endleleni efanele (7)

        • Wanelisa owomile wasuthisa nolambile (9)

        • Wabakhipha ebumnyameni (14)

        • Wathumela izwi lakhe ukuze abaphulukise (20)

        • Uvikela abampofu ekucindezelweni (41)

IHubo 107:1

Izikhombo Zezincwadi

  • +Luk 18:19
  • +1 IziKr. 16:34; IHu 103:17

IHubo 107:2

Imibhalo Yaphansi

  • *

    Noma, “Abahlengwe.”

  • *

    Noma, “emandleni.”

Izikhombo Zezincwadi

  • +Isay 35:10; Jer 15:21; Mik 4:10

IHubo 107:3

Izikhombo Zezincwadi

  • +IHu 106:47; Jer 29:14
  • +Isay 43:5, 6; Jer 31:8

IHubo 107:6

Izikhombo Zezincwadi

  • +Hos 5:14, 15
  • +Isay 41:17

IHubo 107:7

Izikhombo Zezincwadi

  • +Isay 30:21
  • +Neh 11:3

IHubo 107:8

Izikhombo Zezincwadi

  • +1 IziKr. 16:8
  • +IHu 40:5

IHubo 107:9

Izikhombo Zezincwadi

  • +IHu 34:10; Isay 55:2; Luk 1:53

IHubo 107:11

Izikhombo Zezincwadi

  • +IHu 106:43; IsiL 3:42

IHubo 107:12

Izikhombo Zezincwadi

  • +Lev 26:21

IHubo 107:14

Izikhombo Zezincwadi

  • +IHu 68:6; 146:7; Isay 49:8, 9; 61:1

IHubo 107:15

Izikhombo Zezincwadi

  • +IsiL 3:22

IHubo 107:16

Izikhombo Zezincwadi

  • +Isay 45:1, 2

IHubo 107:17

Izikhombo Zezincwadi

  • +Jer 2:19
  • +IsiL 3:39

IHubo 107:20

Izikhombo Zezincwadi

  • +IHu 147:3

IHubo 107:22

Izikhombo Zezincwadi

  • +Lev 7:12; IHu 50:14

IHubo 107:23

Izikhombo Zezincwadi

  • +2Kr 9:21; Hez 27:9

IHubo 107:24

Izikhombo Zezincwadi

  • +Gen 1:21; IHu 104:25

IHubo 107:25

Izikhombo Zezincwadi

  • +IHu 135:7; Jer 10:13; Jon 1:4

IHubo 107:27

Izikhombo Zezincwadi

  • +Jon 1:4, 13

IHubo 107:28

Izikhombo Zezincwadi

  • +Jon 1:14

IHubo 107:29

Izikhombo Zezincwadi

  • +IHu 65:7; 89:9; Jon 1:15

IHubo 107:30

Imibhalo Yaphansi

  • *

    Noma, “esikhumulweni semikhumbi.”

IHubo 107:31

Izikhombo Zezincwadi

  • +IHu 105:5

IHubo 107:32

Imibhalo Yaphansi

  • *

    NgesiHebheru, “kuhlala.”

Izikhombo Zezincwadi

  • +IHu 111:1

IHubo 107:33

Izikhombo Zezincwadi

  • +1Kh 17:1, 7; Isay 42:15; Amo 4:7

IHubo 107:34

Izikhombo Zezincwadi

  • +Gen 13:10; Dut 29:22, 23

IHubo 107:35

Izikhombo Zezincwadi

  • +2Kh 3:17; Isay 35:7; 41:18

IHubo 107:36

Izikhombo Zezincwadi

  • +IHu 146:7; Luk 1:53
  • +IHu 107:7

IHubo 107:37

Izikhombo Zezincwadi

  • +Isay 65:21
  • +IzE 14:17

IHubo 107:38

Izikhombo Zezincwadi

  • +Dut 7:13, 14

IHubo 107:40

Izikhombo Zezincwadi

  • +Job 12:21, 24

IHubo 107:41

Imibhalo Yaphansi

  • *

    Noma, “uyabaphakamisa,” okuwukuthi, bangafinyeleleki.

Izikhombo Zezincwadi

  • +1Sa 2:8

IHubo 107:42

Izikhombo Zezincwadi

  • +IHu 58:10
  • +Eks 11:7; IHu 63:11

IHubo 107:43

Izikhombo Zezincwadi

  • +IHu 64:9; Hos 14:9
  • +IHu 77:12; 143:5; Jer 9:24

Okunye

IHu. 107:1Luk 18:19
IHu. 107:11 IziKr. 16:34; IHu 103:17
IHu. 107:2Isay 35:10; Jer 15:21; Mik 4:10
IHu. 107:3IHu 106:47; Jer 29:14
IHu. 107:3Isay 43:5, 6; Jer 31:8
IHu. 107:6Hos 5:14, 15
IHu. 107:6Isay 41:17
IHu. 107:7Isay 30:21
IHu. 107:7Neh 11:3
IHu. 107:81 IziKr. 16:8
IHu. 107:8IHu 40:5
IHu. 107:9IHu 34:10; Isay 55:2; Luk 1:53
IHu. 107:11IHu 106:43; IsiL 3:42
IHu. 107:12Lev 26:21
IHu. 107:14IHu 68:6; 146:7; Isay 49:8, 9; 61:1
IHu. 107:15IsiL 3:22
IHu. 107:16Isay 45:1, 2
IHu. 107:17Jer 2:19
IHu. 107:17IsiL 3:39
IHu. 107:20IHu 147:3
IHu. 107:22Lev 7:12; IHu 50:14
IHu. 107:232Kr 9:21; Hez 27:9
IHu. 107:24Gen 1:21; IHu 104:25
IHu. 107:25IHu 135:7; Jer 10:13; Jon 1:4
IHu. 107:27Jon 1:4, 13
IHu. 107:28Jon 1:14
IHu. 107:29IHu 65:7; 89:9; Jon 1:15
IHu. 107:31IHu 105:5
IHu. 107:32IHu 111:1
IHu. 107:331Kh 17:1, 7; Isay 42:15; Amo 4:7
IHu. 107:34Gen 13:10; Dut 29:22, 23
IHu. 107:352Kh 3:17; Isay 35:7; 41:18
IHu. 107:36IHu 146:7; Luk 1:53
IHu. 107:36IHu 107:7
IHu. 107:37Isay 65:21
IHu. 107:37IzE 14:17
IHu. 107:38Dut 7:13, 14
IHu. 107:40Job 12:21, 24
IHu. 107:411Sa 2:8
IHu. 107:42IHu 58:10
IHu. 107:42Eks 11:7; IHu 63:11
IHu. 107:43IHu 64:9; Hos 14:9
IHu. 107:43IHu 77:12; 143:5; Jer 9:24
  • IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
  • 1
  • 2
  • 3
  • 4
  • 5
  • 6
  • 7
  • 8
  • 9
  • 10
  • 11
  • 12
  • 13
  • 14
  • 15
  • 16
  • 17
  • 18
  • 19
  • 20
  • 21
  • 22
  • 23
  • 24
  • 25
  • 26
  • 27
  • 28
  • 29
  • 30
  • 31
  • 32
  • 33
  • 34
  • 35
  • 36
  • 37
  • 38
  • 39
  • 40
  • 41
  • 42
  • 43
IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
IHubo 107:1-43

AmaHubo

INCWADI YESIHLANU

(AmaHubo 107–150)

107 Bongani uJehova, ngoba muhle; +

Uthando lwakhe oluqotho luhlala kuze kube phakade. +

 2 Abakhululwe* nguJehova mabasho kanjalo,

Labo abakhulule esandleni* sesitha, +

 3 Labo ababuthele ndawonye bevela emazweni, +

Empumalanga nasentshonalanga,

Enyakatho naseningizimu. +

 4 Bazulazula ehlane, ogwadule;

Abayitholanga indlela yokuya edolobheni ababengahlala kulo.

 5 Babelambile futhi bomile;

Bephelelwe amandla ngenxa yokukhathala.

 6 Babelokhu bekhala kuJehova ekucindezelekeni kwabo; +

Wabakhulula osizini lwabo. +

 7 Wenza ukuba bahambe endleleni efanele +

Ukuze bafike edolobheni ababengahlala kulo. +

 8 Abantu mabambonge uJehova + ngenxa yothando lwakhe oluqotho

Nangenxa yemisebenzi yakhe emangalisayo ayenzele abantwana babantu. +

 9 Ngoba umanelisile owomile

Wasuthisa olambile ngezinto ezinhle. +

10 Abanye babehlala ebumnyameni,

Iziboshwa zihlupheka, ziboshwe ngezinsimbi.

11 Ngoba babedlubulundile ezwini likaNkulunkulu;

Iseluleko soPhezukonke babesidelelile. +

12 Ngakho wathobisa izinhliziyo zabo ngobunzima; +

Bakhubeka, kungekho noyedwa ozobasiza.

13 Bacela usizo kuJehova ekucindezelekeni kwabo;

Wabasindisa osizini lwabo.

14 Wabakhipha ebumnyameni,

Wagqashula ngisho namaketanga abo. +

15 Abantu mabambonge uJehova ngenxa yothando lwakhe oluqotho +

Nangenxa yemisebenzi yakhe emangalisayo ayenzele abantwana babantu.

16 Ngoba uyiphulile iminyango yethusi

Wasika nemigoqo yensimbi. +

17 Babeyiziwula behlupheka +

Ngenxa yeziphambeko zabo nezono zabo. +

18 Izinhliziyo zabo zazimnyama bengakufuni ukudla;

Basondela emasangweni okufa.

19 Babecela usizo kuJehova ekucindezelekeni kwabo;

Wayebasindisa osizini lwabo.

20 Wayethumela izwi lakhe abaphulukise +

Wayebakhulula emigodini ababevaleleke kuyo.

21 Abantu mabambonge uJehova ngenxa yothando lwakhe oluqotho

Nangenxa yemisebenzi yakhe emangalisayo ayenzele abantwana babantu.

22 Mabanikele imihlatshelo yokubonga +

Bamemezele imisebenzi yakhe ngokumemeza kwenjabulo.

23 Labo abahamba olwandle ngemikhumbi,

Abahwebelana emanzini amaningi, +

24 Bayibonile imisebenzi kaJehova

Nemisebenzi yakhe emangalisayo ekujuleni kolwandle; +

25 Indlela akhipha ngayo izwi abangele ukuba kube nesiphepho, +

Aphakamise amagagasi olwandle.

26 Bakhuphukela esibhakabhakeni;

Behlele phansi ekujuleni kolwandle.

Bayesaba ngenxa yenhlekelele ezayo.

27 Bayadiyazela bakhubeke njengomuntu odakiwe,

Wonke amakhono abo awasizi ngalutho. +

28 Khona-ke bakhala kuJehova ekucindezelekeni kwabo, +

Abakhulule osizini lwabo.

29 Uthulisa isivunguvungu;

Amagagasi olwandle ayathula. +

30 Bayajabula lapho ethula,

Uyabahola abayise ethekwini* abalithandayo.

31 Abantu mabambonge uJehova ngenxa yothando lwakhe oluqotho

Nangenxa yemisebenzi yakhe emangalisayo ayenzele abantwana babantu. +

32 Mabamdumise ezixukwini ezibuthene, +

Mabamdumise lapho kuhlangene* khona amadoda amadala.

33 Uphendula imifula ibe ugwadule

Neziphethu zamanzi zibe umhlabathi owomile, +

34 Izwe elivundile libe yizwe elinosawoti elingatheli, +

Ngenxa yobubi balabo abahlala kulo.

35 Uphendula ugwadule lube amachibi amanzi anomhlanga,

Nezwe elomile libe yiziphethu zamanzi. +

36 Ubangela abalambile ukuba bahlale kulo, +

Ukuze bakhe idolobha abazohlala kulo. +

37 Balima amasimu batshale nezihlahla zamagilebhisi +

Ezithela inala yezithelo. +

38 Uyababusisa bande kakhulu;

Akavumi ukuba izinkomo zabo zinciphe. +

39 Kodwa bayaphinda babe mbalwa bahlazeke

Ngenxa yokucindezelwa, inhlekelele nosizi.

40 Uthobisa izicukuthwane

Azenze zizulazule ehlane elingenazindlela. +

41 Kodwa uyabavikela* abampofu ekucindezelweni +

Andise imindeni yabo ibe mningi njengomhlambi.

42 Abaqotho bayakubona lokhu bajabule; +

Kodwa bonke abangalungile bavala imilomo yabo. +

43 Noma ubani ohlakaniphile uyozibona lezi zinto +

Uyocabangisisa ngezenzo zikaJehova zothando oluqotho. +

Zulu Publications (1975-2025)
Phuma
Ngena
  • IsiZulu
  • Thumela
  • Okukhethayo
  • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
  • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
  • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • JW.ORG
  • Ngena
Thumela