Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • 1 Samuweli 22
  • IBhayibheli ImiBhalo Engcwele

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

1 Samuweli Okuphakathi

      • UDavide use-Adulamu naseMispe (1-5)

      • USawule uyala ukuba kubulawe abapristi baseNobi (6-19)

      • U-Abhiyathara uyaphunyuka (20-23)

1 Samuweli 22:1

Izikhombo Zezincwadi

  • +1Sa 21:10
  • +Jos 15:20, 35; 2Sa 23:13; IHu 34:19; 56:13

1 Samuweli 22:2

Imibhalo Yaphansi

  • *

    Noma, “nababebuhlungu emoyeni.”

1 Samuweli 22:3

Izikhombo Zezincwadi

  • +Rut 4:10, 17; 1Sa 14:47

1 Samuweli 22:4

Izikhombo Zezincwadi

  • +1Sa 22:1

1 Samuweli 22:5

Izikhombo Zezincwadi

  • +2Sa 24:11, 12; 1 IziKr. 21:9, 10; 29:29; 2Kr 29:25
  • +1Sa 23:3

1 Samuweli 22:6

Izikhombo Zezincwadi

  • +1Sa 10:26

1 Samuweli 22:7

Izikhombo Zezincwadi

  • +Rut 4:22
  • +1Sa 8:11, 12

1 Samuweli 22:8

Izikhombo Zezincwadi

  • +1Sa 18:3; 20:17

1 Samuweli 22:9

Izikhombo Zezincwadi

  • +1Sa 21:1, 7; IHu 52:Umbhalo ongenhla
  • +IHu 52:2, 3
  • +1Sa 14:3; 22:20

1 Samuweli 22:10

Izikhombo Zezincwadi

  • +1Sa 21:6, 9

1 Samuweli 22:14

Imibhalo Yaphansi

  • *

    Noma, “owethenjwa.”

Izikhombo Zezincwadi

  • +1Sa 19:4; 20:32; 24:11; 26:23
  • +1Sa 17:25; 18:27
  • +1Sa 18:5, 13

1 Samuweli 22:15

Izikhombo Zezincwadi

  • +1Sa 22:10
  • +1Sa 21:1, 2

1 Samuweli 22:16

Izikhombo Zezincwadi

  • +1Sa 14:44; 20:31
  • +1Sa 2:27, 32

1 Samuweli 22:17

Imibhalo Yaphansi

  • *

    NgesiHebheru, “kubagijimi.”

1 Samuweli 22:18

Izikhombo Zezincwadi

  • +IHu 52:Umbhalo ongenhla
  • +Gen 25:30
  • +1Sa 2:27, 31

1 Samuweli 22:19

Izikhombo Zezincwadi

  • +1Sa 21:1; 22:9

1 Samuweli 22:20

Izikhombo Zezincwadi

  • +1Sa 23:6; 30:7; 2Sa 20:25; 1Kh 2:27

1 Samuweli 22:22

Izikhombo Zezincwadi

  • +1Sa 21:1, 7

1 Samuweli 22:23

Izikhombo Zezincwadi

  • +1Kh 2:26

Okunye

1 Sam. 22:11Sa 21:10
1 Sam. 22:1Jos 15:20, 35; 2Sa 23:13; IHu 34:19; 56:13
1 Sam. 22:3Rut 4:10, 17; 1Sa 14:47
1 Sam. 22:41Sa 22:1
1 Sam. 22:52Sa 24:11, 12; 1 IziKr. 21:9, 10; 29:29; 2Kr 29:25
1 Sam. 22:51Sa 23:3
1 Sam. 22:61Sa 10:26
1 Sam. 22:7Rut 4:22
1 Sam. 22:71Sa 8:11, 12
1 Sam. 22:81Sa 18:3; 20:17
1 Sam. 22:91Sa 21:1, 7; IHu 52:Umbhalo ongenhla
1 Sam. 22:9IHu 52:2, 3
1 Sam. 22:91Sa 14:3; 22:20
1 Sam. 22:101Sa 21:6, 9
1 Sam. 22:141Sa 19:4; 20:32; 24:11; 26:23
1 Sam. 22:141Sa 17:25; 18:27
1 Sam. 22:141Sa 18:5, 13
1 Sam. 22:151Sa 22:10
1 Sam. 22:151Sa 21:1, 2
1 Sam. 22:161Sa 14:44; 20:31
1 Sam. 22:161Sa 2:27, 32
1 Sam. 22:18IHu 52:Umbhalo ongenhla
1 Sam. 22:18Gen 25:30
1 Sam. 22:181Sa 2:27, 31
1 Sam. 22:191Sa 21:1; 22:9
1 Sam. 22:201Sa 23:6; 30:7; 2Sa 20:25; 1Kh 2:27
1 Sam. 22:221Sa 21:1, 7
1 Sam. 22:231Kh 2:26
  • IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
  • 1
  • 2
  • 3
  • 4
  • 5
  • 6
  • 7
  • 8
  • 9
  • 10
  • 11
  • 12
  • 13
  • 14
  • 15
  • 16
  • 17
  • 18
  • 19
  • 20
  • 21
  • 22
  • 23
IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
1 Samuweli 22:1-23

Eyokuqala KaSamuweli

22 Ngakho uDavide wasuka lapho + wabalekela emhumeni wase-Adulamu. + Lapho abafowabo nawo wonke umndeni kayise bezwa ngakho, behla baya khona kuye. 2 Bonke abantu ababenezinkinga, izikweletu nababenezikhalo* baqoqanela kuye, waba umholi wabo. Ayengu-400 amadoda ayekanye naye.

3 Kamuva uDavide wasuka lapho waya eMispe kwaMowabi wafike wathi enkosini yakwaMowabi: + “Ngicela ukuba ubaba nomama bahlale nawe ngize ngazi ngalokho uNkulunkulu azongenzela kona.” 4 Ngakho wabashiya enkosini yakwaMowabi, bahlala nayo sonke isikhathi uDavide asichitha ezintabeni. +

5 Ngokuhamba kwesikhathi uGadi + umprofethi wathi kuDavide: “Ungahlali ezintabeni. Suka lapho uye ezweni lakwaJuda.” + Ngakho uDavide wahamba wafike wangena ehlathini laseHereti.

6 USawule wezwa ukuthi uDavide namadoda ayekanye naye batholakele. Ngaleso sikhathi uSawule wayehlezi eGibheya + ngaphansi kwesihlahla somthamariske endaweni ephakeme ephethe umkhonto ngesandla, zonke izinceku zakhe zikanye naye. 7 USawule wayesethi ezincekwini zakhe ezazikanye naye: “Ngicela nilalele maBhenjamini. Ingabe indodana kaJese + izoninika nonke indawo namasimu amagilebhisi? Ingabe izonimisa nonke nibe yizinduna zezinkulungwane nezinduna zamakhulu? + 8 Nonke ningakhele uzungu! Akekho owangitshela lapho indodana yami yenza isivumelwano nendodana kaJese! + Akekho kini ozwelana nami nongitshelayo ukuthi indodana yami igqugquzele inceku yami ukuba ingicuthele ukuze ingihlasele, njengoba nje yenza manje.”

9 UDowegi + umEdomi, owayemiswe phezu kwezinceku zikaSawule, waphendula wathi: + “Ngayibona indodana kaJese ifika eNobi ku-Ahimeleki indodana ka-Ahithubi. + 10 Wayibuzela kuJehova, wase eyinika umphako. Wayinika ngisho nenkemba kaGoliyati umFilisti.” + 11 Ngaso leso sikhathi, inkosi yathumela izithunywa zayobiza u-Ahimeleki indodana ka-Ahithubi umpristi nabo bonke abapristi bendlu kayise ababeseNobi. Ngakho bonke beza enkosini.

12 USawule wayesethi: “Ngicela ulalele wena ndodana ka-Ahithubi!” yena waphendula wathi: “Ngilalele nkosi yami.” 13 USawule wathi kuye: “Kungani ungakhele uzungu, wena nendodana kaJese, ngokuyinika isinkwa nenkemba nangokuyibuzela kuNkulunkulu? Kumanje imelane nami yangicuthela ukuze ingihlasele.” 14 U-Ahimeleki waphendula inkosi wathi: “Ngubani phakathi kwazo zonke izinceku zakho othembeke* njengoDavide? + Ungumkhwenyana + wenkosi nenduna yabaqaphi benkosi futhi uyahlonishwa endlini yakho. + 15 Ngiyaqala yini ukumbuzela kuNkulunkulu? + Anginakulokotha ngikwakhele uzungu! Inkosi mayingabeki cala encekwini yayo nakuyo yonke indlu kababa, ngoba inceku yakho ibingazi lutho ngalokhu.” +

16 Kodwa inkosi yathi: “Uzofa nakanjani + Ahimeleki, wena nayo yonke indlu kayihlo.” + 17 Inkosi yabe isithi kubaqaphi* ababekanye nayo: “Hambani niyobulala abapristi bakaJehova, ngoba bathathe uhlangothi lukaDavide! Bebazi ukuthi weqile kodwa abangitshelanga!” Kodwa izinceku zenkosi azifunanga ukuphakamisa izandla zazo zibulale abapristi bakaJehova. 18 Inkosi yabe isithi kuDowegi: + “Babulale wena abapristi!” Ngokushesha uDowegi umEdomi + wahamba wayobabulala yena abapristi. Ngalolo suku wabulala amadoda angu-85 agqoka i-efodi lelineni. + 19 Wahlasela neNobi + idolobha labapristi, wabulala ngenkemba indoda kanye nowesifazane, umntwana kanye nosana, inkunzi, imbongolo nemvu, konke wakubulala ngenkemba.

20 Nokho, indodana eyodwa ka-Ahimeleki indodana ka-Ahithubi, egama layo kwakungu-Abhiyathara, + yaphunyuka yabaleka yalandela uDavide. 21 U-Abhiyathara wafike wabikela uDavide wathi: “USawule ubulele abapristi bakaJehova.” 22 UDavide wathi ku-Abhiyathara: “Ngavele ngabona ngaleliya langa, + ngesikhathi ngifica uDowegi umEdomi, ukuthi nakanjani uzomtshela uSawule. Yimi obangele ukuba kufe wonke umuntu endlini kayihlo. 23 Hlala nami. Ungesabi, ngoba noma ubani ozingela ukuphila kwakho, uzingela ukuphila kwami; ngizokuvikela.” +

Zulu Publications (1975-2025)
Phuma
Ngena
  • IsiZulu
  • Thumela
  • Okukhethayo
  • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
  • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
  • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • JW.ORG
  • Ngena
Thumela