Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • Mathewu 1
  • IBhayibheli ImiBhalo Engcwele

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

Mathewu Okuphakathi

      • Uhlu lozalo lukaJesu Kristu (1-17)

      • Ukuzalwa kukaJesu (18-25)

Mathewu 1:1

Imibhalo Yaphansi

  • *

    Noma, “yohlu lozalo.”

  • *

    Noma, “kaMesiya; woGcotshiwe.”

Izikhombo Zezincwadi

  • +1 IziKr. 17:11; Mat 9:27; Luk 1:32, 33
  • +Gen 22:18

Mathewu 1:2

Izikhombo Zezincwadi

  • +Gen 21:3
  • +Gen 25:26; 1 IziKr. 1:34
  • +Gen 29:35

Mathewu 1:3

Izikhombo Zezincwadi

  • +Gen 38:29, 30
  • +Rut 4:18-22
  • +1 IziKr. 2:9

Mathewu 1:4

Izikhombo Zezincwadi

  • +1 IziKr. 2:10, 11

Mathewu 1:5

Izikhombo Zezincwadi

  • +Jos 2:1
  • +Rut 4:13
  • +1 IziKr. 2:12

Mathewu 1:6

Izikhombo Zezincwadi

  • +1 IziKr. 2:13, 15
  • +2Sa 12:24; 1 IziKr. 3:5

Mathewu 1:7

Izikhombo Zezincwadi

  • +1Kh 11:43
  • +1 IziKr. 3:10-19; 2Kr 14:1

Mathewu 1:8

Izikhombo Zezincwadi

  • +1Kh 15:24
  • +2Kr 21:1

Mathewu 1:9

Izikhombo Zezincwadi

  • +2Kh 15:32
  • +2Kh 15:38
  • +2Kh 18:1

Mathewu 1:10

Izikhombo Zezincwadi

  • +2Kh 20:21
  • +2Kr 33:20
  • +2Kh 21:24

Mathewu 1:11

Izikhombo Zezincwadi

  • +2Kh 23:34
  • +1 IziKr. 3:15, 16
  • +2Kh 24:12, 15; 2Kr 36:9, 10

Mathewu 1:12

Izikhombo Zezincwadi

  • +Ezr 3:2; Neh 12:1

Mathewu 1:16

Izikhombo Zezincwadi

  • +Mat 13:55; Mar 6:3
  • +Luk 3:23-38

Mathewu 1:18

Okulalelwayo Nokubukelwayo

  • UMariya ukhulelwe ngomoya ongcwele; ukusabela kukaJosefa (gnj 1 30:58–35:29)

Imibhalo Yaphansi

  • *

    Noma, “ngamandla kaNkulunkulu.”

Izikhombo Zezincwadi

  • +Luk 1:35

Mathewu 1:19

Imibhalo Yaphansi

  • *

    Noma, “umyeni wakhe.”

  • *

    NgesiGreki, “ukumdivosa.” Ngokwesiko lamaJuda, kwakudingeka idivosi uma kuqedwa isithembiso somshado.

Izikhombo Zezincwadi

  • +Dut 24:1

Mathewu 1:20

Imibhalo Yaphansi

  • *

    Lena indawo yokuqala kwezingu-237 emiBhalweni YamaKristu YesiGreki, lapho igama likaNkulunkulu elithi Jehova livela khona emibhalweni yale nguqulo. Bheka iSithasiselo A5.

  • *

    NgesiGreki, “umkakho.”

Izikhombo Zezincwadi

  • +Luk 1:35

Mathewu 1:21

Imibhalo Yaphansi

  • *

    Lihambisana negama lesiHebheru elithi Jeshuwa noma Joshuwa, okusho ukuthi “UJehova Uyinsindiso.”

Izikhombo Zezincwadi

  • +Mat 1:25; Luk 1:31
  • +Luk 2:30; Joh 1:29; IzE 4:12; 5:31; Efe 1:7; Heb 7:25; 1Pe 2:24

Mathewu 1:22

Imibhalo Yaphansi

  • *

    Bheka iSithasiselo A5.

Mathewu 1:23

Izikhombo Zezincwadi

  • +Isay 7:14
  • +Isay 8:8, 10

Mathewu 1:24

Imibhalo Yaphansi

  • *

    Bheka iSithasiselo A5.

  • *

    NgesiGreki, “umkakhe.”

Mathewu 1:25

Izikhombo Zezincwadi

  • +Luk 2:7
  • +Luk 2:21

Okunye

Math. 1:11 IziKr. 17:11; Mat 9:27; Luk 1:32, 33
Math. 1:1Gen 22:18
Math. 1:2Gen 21:3
Math. 1:2Gen 25:26; 1 IziKr. 1:34
Math. 1:2Gen 29:35
Math. 1:3Gen 38:29, 30
Math. 1:3Rut 4:18-22
Math. 1:31 IziKr. 2:9
Math. 1:41 IziKr. 2:10, 11
Math. 1:5Rut 4:13
Math. 1:51 IziKr. 2:12
Math. 1:5Jos 2:1
Math. 1:61 IziKr. 2:13, 15
Math. 1:62Sa 12:24; 1 IziKr. 3:5
Math. 1:71Kh 11:43
Math. 1:71 IziKr. 3:10-19; 2Kr 14:1
Math. 1:81Kh 15:24
Math. 1:82Kr 21:1
Math. 1:92Kh 15:32
Math. 1:92Kh 15:38
Math. 1:92Kh 18:1
Math. 1:102Kh 20:21
Math. 1:102Kr 33:20
Math. 1:102Kh 21:24
Math. 1:112Kh 23:34
Math. 1:111 IziKr. 3:15, 16
Math. 1:112Kh 24:12, 15; 2Kr 36:9, 10
Math. 1:12Ezr 3:2; Neh 12:1
Math. 1:16Mat 13:55; Mar 6:3
Math. 1:16Luk 3:23-38
Math. 1:18Luk 1:35
Math. 1:19Dut 24:1
Math. 1:20Luk 1:35
Math. 1:21Mat 1:25; Luk 1:31
Math. 1:21Luk 2:30; Joh 1:29; IzE 4:12; 5:31; Efe 1:7; Heb 7:25; 1Pe 2:24
Math. 1:23Isay 7:14
Math. 1:23Isay 8:8, 10
Math. 1:25Luk 2:7
Math. 1:25Luk 2:21
  • IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
  • 1
  • 2
  • 3
  • 4
  • 5
  • 6
  • 7
  • 8
  • 9
  • 10
  • 11
  • 12
  • 13
  • 14
  • 15
  • 16
  • 17
  • 18
  • 19
  • 20
  • 21
  • 22
  • 23
  • 24
  • 25
IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
Mathewu 1:1-25

NgokukaMathewu

1 Incwadi yomlando* kaJesu Kristu,* indodana kaDavide, + indodana ka-Abrahama: +

 2 U-Abrahama wazala u-Isaka; +

u-Isaka wazala uJakobe; +

uJakobe wazala uJuda + nabafowabo;

 3 uJuda wazala uPherezi noZera + kuThamari;

uPherezi wazala uHezironi; +

uHezironi wazala uRamu; +

 4 uRamu wazala u-Aminadaba;

u-Aminadaba wazala uNaheshoni; +

uNaheshoni wazala uSalimoni;

 5 uSalimoni wazala uBhowazi kuRahabi; +

uBhowazi wazala u-Obede kuRuthe; +

u-Obede wazala uJese; +

 6 uJese wazala uDavide + inkosi.

UDavide wazala uSolomoni + kumka-Uriya;

 7 uSolomoni wazala uRehobowamu; +

uRehobowamu wazala u-Abhiya;

u-Abhiya wazala u-Asa; +

 8 u-Asa wazala uJehoshafati; +

uJehoshafati wazala uJehoramu; +

uJehoramu wazala u-Uziya;

 9 u-Uziya wazala uJothamu; +

uJothamu wazala u-Ahazi; +

u-Ahazi wazala uHezekiya; +

10 uHezekiya wazala uManase; +

uManase wazala u-Amoni; +

u-Amoni wazala uJosiya; +

11 uJosiya + wazala uJekoniya + nabafowabo ngesikhathi sokudingiselwa eBhabhiloni. +

12 Ngemva kokudingiselwa eBhabhiloni, uJekoniya wazala uSheyalitiyeli;

uSheyalitiyeli wazala uZerubhabhele; +

13 uZerubhabhele wazala u-Abhiyudi;

u-Abhiyudi wazala u-Eliyakimi;

u-Eliyakimi wazala u-Azori;

14 u-Azori wazala uZadoki;

uZadoki wazala u-Akimi;

u-Akimi wazala u-Eliyudi;

15 u-Eliyudi wazala u-Eleyazare;

u-Eleyazare wazala uMathani;

uMathani wazala uJakobe;

16 uJakobe wazala uJosefa umyeni kaMariya, owazala uJesu, + obizwa ngokuthi uKristu. +

17 Zizonke izizukulwane, kusukela ku-Abrahama kuze kufike kuDavide kwakuyizizukulwane ezingu-14; kusukela kuDavide kuze kube sekudingiselweni eBhabhiloni kuyizizukulwane ezingu-14; kusukela ekudingiselweni eBhabhiloni kuze kufike kuKristu kuyizizukulwane ezingu-14.

18 Yile ndlela ukuzalwa kukaJesu Kristu okwenzeka ngayo. Phakathi nesikhathi unina uMariya ayethembisene ngaso umshado noJosefa, watholakala ekhulelwe ngomoya ongcwele *+ bengakashadi. 19 Nokho, ngenxa yokuthi uJosefa, indoda yakhe,* wayelungile futhi engafuni ukubukisa ngaye emphakathini, wayefuna ukuhlukana naye* ngasese. + 20 Kodwa ngemva kokuba esecabangile ngalezi zinto, ingelosi kaJehova* yabonakala kuye ephusheni, yathi: “Josefa, ndodana kaDavide, ungesabi ukuthatha uMariya ingoduso yakho* umyise ekhaya, ngoba lokhu akukhulelwe kungomoya ongcwele. + 21 Uzozala indodana, futhi kumele uyiqambe ngokuthi uJesu, *+ ngoba iyosindisa abantu bakubo ezonweni zabo.” + 22 Empeleni konke lokhu kwenzeka ukuze kugcwaliseke lokho okwashiwo nguJehova* ngomprofethi wakhe, ethi: 23 “Bhekani! Intombi iyokhulelwa ibelethe indodana, abantu bayoyiqamba ngokuthi u-Imanuweli,” + uma kuhunyushwa okusho ukuthi, “UNkulunkulu Unathi.” +

24 UJosefa wavuka ebuthongweni wenza njengoba ingelosi kaJehova* yayimyalezile, walanda ingoduso yakhe* wayiletha ekhaya. 25 Kodwa akazange alale nayo yaze yabeletha indodana, + wayiqamba ngokuthi uJesu. +

Zulu Publications (1975-2025)
Phuma
Ngena
  • IsiZulu
  • Thumela
  • Okukhethayo
  • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
  • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
  • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • JW.ORG
  • Ngena
Thumela