Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • Zefaniya 1
  • IBhayibheli ImiBhalo Engcwele

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

Zefaniya Okuphakathi

      • Usuku lukaJehova lokwahlulela luseduze (1-18)

        • Usuku lukaJehova lushesha kakhulu (14)

        • Isiliva negolide ngeke kukwazi ukusindisa (18)

Zefaniya 1:1

Imibhalo Yaphansi

  • *

    Incazelo: “UJehova Uthukusile (Uqongelele).”

Izikhombo Zezincwadi

  • +2Kh 22:1, 2; Jer 1:2
  • +2Kh 21:18-20

Zefaniya 1:2

Izikhombo Zezincwadi

  • +2Kh 22:16; Isay 6:11; Jer 6:8

Zefaniya 1:3

Imibhalo Yaphansi

  • *

    Ngokusobala, izinto noma imisebenzi ehlobene nokukhonza izithixo.

Izikhombo Zezincwadi

  • +Jer 4:25
  • +Hez 14:3

Zefaniya 1:4

Imibhalo Yaphansi

  • *

    Noma, “umkhondo.”

Izikhombo Zezincwadi

  • +Num 25:3; Hlu 2:11, 13; 2Kr 28:1, 2; Jer 11:17
  • +2Kh 23:5

Zefaniya 1:5

Izikhombo Zezincwadi

  • +2Kr 33:1, 3; Jer 19:13
  • +Isay 48:1
  • +Jos 23:6, 7; 1Kh 11:33; Jer 49:1

Zefaniya 1:6

Izikhombo Zezincwadi

  • +Isay 1:4; Jer 2:13
  • +Isay 43:22

Zefaniya 1:7

Izikhombo Zezincwadi

  • +Jow 2:1; 2Pe 3:10

Zefaniya 1:8

Izikhombo Zezincwadi

  • +2Kh 25:7; Jer 39:6

Zefaniya 1:9

Imibhalo Yaphansi

  • *

    Noma, “esitubhini.” Mhlawumbe isiteji sesihlalo sobukhosi.

Zefaniya 1:10

Izikhombo Zezincwadi

  • +2Kr 33:1, 14; Neh 3:3; 12:38, 39
  • +2Kr 34:22

Zefaniya 1:11

Imibhalo Yaphansi

  • *

    Cishe kushiwo ingxenye yeJerusalema engaseSangweni Lezinhlanzi.

  • *

    Noma, “abathengisi.”

  • *

    NgesiHebheru, “bathulisiwe.”

Zefaniya 1:12

Imibhalo Yaphansi

  • *

    NgesiHebheru, “abajiyayo enhleseni yabo,” njengasembizeni yewayini.

Izikhombo Zezincwadi

  • +IHu 10:13; 14:1

Zefaniya 1:13

Izikhombo Zezincwadi

  • +Isay 6:11
  • +Dut 28:30; Jer 5:17

Zefaniya 1:14

Imibhalo Yaphansi

  • *

    Noma, “lushesha kakhulu.”

Izikhombo Zezincwadi

  • +Jow 2:1
  • +Hab 2:3
  • +Isay 66:6
  • +Isay 33:7; Jow 1:15

Zefaniya 1:15

Izikhombo Zezincwadi

  • +IsA 6:17
  • +Jer 30:7
  • +Amo 5:18, 20; IzE 2:20
  • +Jow 2:2

Zefaniya 1:16

Izikhombo Zezincwadi

  • +Jer 4:19
  • +Isay 2:12, 15

Zefaniya 1:17

Imibhalo Yaphansi

  • *

    NgesiHebheru, “Namathumbu abo.”

Izikhombo Zezincwadi

  • +Dut 28:28, 29; Isay 59:9, 10
  • +Isay 24:5; Dan 9:5, 8
  • +IHu 79:2, 3; Jer 9:22; 16:4

Zefaniya 1:18

Izikhombo Zezincwadi

  • +IzA 11:4; Isay 2:20; Hez 7:19
  • +Dut 32:22; Jer 7:20
  • +Jer 4:27

Okunye

Zef. 1:12Kh 22:1, 2; Jer 1:2
Zef. 1:12Kh 21:18-20
Zef. 1:22Kh 22:16; Isay 6:11; Jer 6:8
Zef. 1:3Jer 4:25
Zef. 1:3Hez 14:3
Zef. 1:4Num 25:3; Hlu 2:11, 13; 2Kr 28:1, 2; Jer 11:17
Zef. 1:42Kh 23:5
Zef. 1:52Kr 33:1, 3; Jer 19:13
Zef. 1:5Isay 48:1
Zef. 1:5Jos 23:6, 7; 1Kh 11:33; Jer 49:1
Zef. 1:6Isay 1:4; Jer 2:13
Zef. 1:6Isay 43:22
Zef. 1:7Jow 2:1; 2Pe 3:10
Zef. 1:82Kh 25:7; Jer 39:6
Zef. 1:102Kr 33:1, 14; Neh 3:3; 12:38, 39
Zef. 1:102Kr 34:22
Zef. 1:12IHu 10:13; 14:1
Zef. 1:13Isay 6:11
Zef. 1:13Dut 28:30; Jer 5:17
Zef. 1:14Jow 2:1
Zef. 1:14Hab 2:3
Zef. 1:14Isay 66:6
Zef. 1:14Isay 33:7; Jow 1:15
Zef. 1:15IsA 6:17
Zef. 1:15Jer 30:7
Zef. 1:15Amo 5:18, 20; IzE 2:20
Zef. 1:15Jow 2:2
Zef. 1:16Jer 4:19
Zef. 1:16Isay 2:12, 15
Zef. 1:17Dut 28:28, 29; Isay 59:9, 10
Zef. 1:17Isay 24:5; Dan 9:5, 8
Zef. 1:17IHu 79:2, 3; Jer 9:22; 16:4
Zef. 1:18IzA 11:4; Isay 2:20; Hez 7:19
Zef. 1:18Dut 32:22; Jer 7:20
Zef. 1:18Jer 4:27
  • IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
  • 1
  • 2
  • 3
  • 4
  • 5
  • 6
  • 7
  • 8
  • 9
  • 10
  • 11
  • 12
  • 13
  • 14
  • 15
  • 16
  • 17
  • 18
IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
Zefaniya 1:1-18

UZefaniya

1 Leli yizwi likaJehova elafika kuZefaniya* indodana kaKushi indodana kaGedaliya indodana ka-Amariya indodana kaHezekiya ezinsukwini zikaJosiya + indodana ka-Amoni + inkosi yakwaJuda:

 2 “Ngizokuqeda konke okuphezu komhlaba,” kusho uJehova. +

 3 “Ngizoqeda umuntu kanye nesilwane.

Ngizoqeda izinyoni zamazulu nezinhlanzi zolwandle, +

Nezikhubekiso *+ kanye nababi;

Ngizosusa abantu phezu komhlaba,” kusho uJehova.

 4 “Ngizokwelula isandla sami ngimelane noJuda

Ngimelane nabo bonke abakhile eJerusalema,

Ngizosusa zonke izinsalela* zikaBhali + kule ndawo,

Igama labapristi bonkulunkulu bezinye izizwe kanye nabapristi bamanga, +

 5 Nalabo abakhothamela ibutho lasemazulwini bephezu kophahla lwezindlu, +

Nalabo abakhothamayo, bafunge ukuthi bazoba qotho kuJehova +

Bebe befunga ukuthi bazoba qotho nakuMalkamu; +

 6 Nalabo abayekayo ukulandela uJehova +

Abangamfuni uJehova noma abangabuzi kuye.” +

 7 Thula phambi kweNkosi EnguMbusi uJehova, ngoba usuku lukaJehova luseduze. +

UJehova ulungiselele umhlatshelo; ubangcwelisile labo abamemile.

 8 “Ngosuku lomhlatshelo kaJehova ngiyojezisa izikhulu,

Amadodana enkosi + nabo bonke abagqoka izingubo zezinye izizwe.

 9 Ngalolo suku ngiyojezisa wonke umuntu ogibela esiteji,*

Labo abagcwalisa indlu yamakhosi abo ngodlame nangenkohliso.

10 Ngalolo suku,” kusho uJehova,

“Kuyoba khona umsindo wokukhala eSangweni Lezinhlanzi, +

Nesililo eNgxenyeni Entsha yedolobha, +

Nokuphahlazeka okukhulu emagqumeni.

11 Lilani nina zakhamuzi zaseMakiteshi,*

Ngoba bonke abahwebi* babulewe;*

Bonke labo abakala isiliva babhujisiwe.

12 Ngaleso sikhathi ngiyolihlola ngokucophelela iJerusalema ngezibani,

Ngiyojezisa labo abazithele ngabandayo,* abathi enhliziyweni yabo,

‘UJehova ngeke akwenze okuhle futhi ngeke akwenze okubi.’ +

13 Umcebo wabo uyophangwa nezindlu zabo ziyocekelwa phansi. +

Bayokwakha izindlu kodwa ngeke bahlale kuzo;

Bayotshala amasimu amagilebhisi kodwa ngeke baliphuze iwayini lawo. +

14 Usuku olukhulu lukaJehova luseduze! +

Luseduze, lusondela ngokushesha! *+

Umsindo wosuku lukaJehova uyesabisa. +

Iqhawe liyakhala khona. +

15 Lolo suku luwusuku lolaka, +

Usuku lokucindezeleka nosizi, +

Usuku lwesiphepho nencithakalo,

Usuku lobumnyama nesigayegaye, +

Usuku lwamafu nobumnyama obukhulu, +

16 Usuku lophondo nolwenhlabamkhosi, +

Ngokumelene namadolobha anezivikelo eziqinile nemibhoshongo ephakeme esemakhoneni. +

17 Ngiyobangela abantu ukuba bacindezeleke,

Bayohamba njengezimpumputhe, +

Ngoba bonile kuJehova. +

Igazi labo liyothululwa njengothuli,

Nenyama yabo* njengobulongwe. +

18 Isiliva labo negolide labo ngeke likwazi ukubasindisa ngosuku lolaka lukaJehova; +

Ngoba wonke umhlaba uyoshwabadelwa umlilo wentshiseko yakhe, +

Uyoqothula bonke abahlala emhlabeni ngendlela eyesabeka kakhulu.” +

Zulu Publications (1975-2025)
Phuma
Ngena
  • IsiZulu
  • Thumela
  • Okukhethayo
  • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
  • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
  • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • JW.ORG
  • Ngena
Thumela