Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • 2 IziKronike 16
  • IBhayibheli ImiBhalo Engcwele

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

2 IziKronike Okuphakathi

      • Isivumelwano sika-Asa neSiriya (1-6)

      • UHanana usola u-⁠Asa (7-10)

      • Ukufa kuka-Asa (11-14)

2 IziKronike 16:1

Imibhalo Yaphansi

  • *

    Noma, “ukuqinisa; ukwakha kabusha.”

Izikhombo Zezincwadi

  • +1Kh 15:25, 27
  • +Jos 18:21, 25
  • +1Kh 15:17-19

2 IziKronike 16:2

Imibhalo Yaphansi

  • *

    Noma, “nesigodlo.”

Izikhombo Zezincwadi

  • +1Kh 7:51
  • +1Kh 20:1; 2Kh 12:18; 16:8

2 IziKronike 16:4

Izikhombo Zezincwadi

  • +2Kh 15:29
  • +Hlu 18:29
  • +1Kh 15:20-22

2 IziKronike 16:5

Imibhalo Yaphansi

  • *

    Noma, “ukuqinisa; ukwakha kabusha.”

2 IziKronike 16:6

Imibhalo Yaphansi

  • *

    Noma, “yaqinisa; yakha kabusha.”

Izikhombo Zezincwadi

  • +Jos 18:21, 25
  • +1Kh 15:17
  • +Jos 18:21, 24; 1 IziKr. 6:60, 64
  • +Jos 18:21, 26; Hlu 20:1

2 IziKronike 16:7

Imibhalo Yaphansi

  • *

    NgesiHebheru, “uncike.”

  • *

    NgesiHebheru, “wangancika.”

Izikhombo Zezincwadi

  • +1Kh 16:1; 2Kr 19:2; 20:34
  • +Jer 17:5

2 IziKronike 16:8

Izikhombo Zezincwadi

  • +2Kr 14:9, 11; IHu 37:39, 40

2 IziKronike 16:9

Imibhalo Yaphansi

  • *

    Noma, “ukusekela.”

  • *

    Noma, “izinikele ngokuphelele.”

Izikhombo Zezincwadi

  • +Zak 4:10
  • +1Pe 3:12
  • +1Kh 15:32

2 IziKronike 16:10

Imibhalo Yaphansi

  • *

    NgesiHebheru, “esitokisini.”

2 IziKronike 16:11

Izikhombo Zezincwadi

  • +1Kh 15:23

2 IziKronike 16:13

Izikhombo Zezincwadi

  • +1Kh 15:24

2 IziKronike 16:14

Imibhalo Yaphansi

  • *

    Ngokusobala, kwakungewona owokushisa isidumbu sika-Asa kodwa kwakungowokushisa izithako.

Izikhombo Zezincwadi

  • +2Sa 5:7
  • +Mar 16:1; Luk 23:55, 56; Joh 19:40

Okunye

2 IziKr. 16:11Kh 15:25, 27
2 IziKr. 16:1Jos 18:21, 25
2 IziKr. 16:11Kh 15:17-19
2 IziKr. 16:21Kh 7:51
2 IziKr. 16:21Kh 20:1; 2Kh 12:18; 16:8
2 IziKr. 16:42Kh 15:29
2 IziKr. 16:4Hlu 18:29
2 IziKr. 16:41Kh 15:20-22
2 IziKr. 16:6Jos 18:21, 25
2 IziKr. 16:61Kh 15:17
2 IziKr. 16:6Jos 18:21, 24; 1 IziKr. 6:60, 64
2 IziKr. 16:6Jos 18:21, 26; Hlu 20:1
2 IziKr. 16:71Kh 16:1; 2Kr 19:2; 20:34
2 IziKr. 16:7Jer 17:5
2 IziKr. 16:82Kr 14:9, 11; IHu 37:39, 40
2 IziKr. 16:9Zak 4:10
2 IziKr. 16:91Pe 3:12
2 IziKr. 16:91Kh 15:32
2 IziKr. 16:111Kh 15:23
2 IziKr. 16:131Kh 15:24
2 IziKr. 16:142Sa 5:7
2 IziKr. 16:14Mar 16:1; Luk 23:55, 56; Joh 19:40
  • IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
  • 1
  • 2
  • 3
  • 4
  • 5
  • 6
  • 7
  • 8
  • 9
  • 10
  • 11
  • 12
  • 13
  • 14
IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
2 IziKronike 16:1-14

Eyesibili YeziKronike

16 Ngonyaka ka-36 wokubusa kuka-Asa, uBhahasha + inkosi yakwa-Israyeli wakhuphuka wahlasela uJuda, waqala nokwakha* iRama + ukuze angavumeli muntu ukuba aphume noma angene ku-Asa inkosi yakwaJuda. + 2 U-Asa wabe esekhipha isiliva negolide engcebweni yendlu kaJehova + nendlu yenkosi* wakuthumela kuBheni-hadadi inkosi yaseSiriya, + owayehlala eDamaseku, wathi: 3 “Kukhona isivumelwano phakathi kwami nawe naphakathi kukababa noyihlo. Ngikuthumelela isiliva negolide. Woza uzophula isivumelwano sakho noBhahasha inkosi yakwa-Israyeli ukuze angiyeke.”

4 UBheni-hadadi wayilalela iNkosi u-Asa wathumela izinduna zamabutho akhe ukuba ziyolwa namadolobha akwa-Israyeli, zanqoba i-Ijoni, + elakwaDani, + i-Abela-mayimi nazo zonke izindawo zokugcina izinto zamadolobha akwaNafetali. + 5 Lapho uBhahasha ezwa ngakho, wayeka ngokushesha ukwakha* iRama wayeka nomsebenzi ayewenza kulo. 6 INkosi u-Asa yabe isithatha wonke uJuda, bathatha amatshe nezingodo ezaziseRama + uBhahasha ayekade akha ngakho, + yakha* ngakho iGeba + neMispa. +

7 Ngaleso sikhathi uHanana + umboni wemibono weza ku-Asa inkosi yakwaJuda wathi kuye: “Ngenxa yokuthi uthembele* enkosini yaseSiriya wangathembela* kuJehova uNkulunkulu wakho, ibutho lenkosi yaseSiriya liphunyukile esandleni sakho. + 8 AmaTopiya nabaseLibhiya babengelona yini ibutho elikhulu elinezinqola eziningi nabagibeli bamahhashi? Kodwa ngenxa yokuthi wawethembele kuJehova, wabanikela esandleni sakho. + 9 Amehlo kaJehova aqalaza kuwo wonke umhlaba + ukuze abonise amandla* akhe ngenxa yalabo abanhliziyo yabo iphelele* kuye. + Wenze ngobuwula kulokhu; kusukela manje kuqhubeke kuzoba khona izimpi ngokumelene nawe.” +

10 U-Asa wamcasukela umboni wemibono wayesemfaka ejele* ngoba wayemthukuthelele kakhulu ngenxa yalokho ayekushilo. U-Asa waqala ukuphatha kabi nabanye abantu ngesikhathi esifanayo. 11 Umlando ka-Asa, kusukela ekuqaleni kuze kube sekugcineni, ulotshwe eNcwadini Yamakhosi AkwaJuda Nawakwa-Israyeli. +

12 Ngonyaka ka-39 wokubusa kwakhe, u-Asa waqalwa isifo sezinyawo waze wagula kakhulu; ngisho nasekuguleni kwakhe akamfunanga uJehova kodwa wafuna abaphulukisi. 13 Ngemva kwalokho u-Asa washona + ngonyaka ka-41 wokubusa kwakhe. 14 Ngakho bamngcwaba endaweni yokungcwaba yobukhosi ayezilungisele yona eDolobheni LikaDavide, + bambeka ohlakeni olwalugcwele amafutha ebhalsamu nezinhlobo ezihlukahlukene zezithako ezazixutshiwe ukuze kwenziwe umuthi wekhethelo. + Ngaphezu kwalokho, bamenzela umlilo omkhulu.*

Zulu Publications (1975-2025)
Phuma
Ngena
  • IsiZulu
  • Thumela
  • Okukhethayo
  • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
  • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
  • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • JW.ORG
  • Ngena
Thumela