Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • 1 AmaKhosi 15
  • IBhayibheli ImiBhalo Engcwele

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

1 AmaKhosi Okuphakathi

      • U-Abhiyamu uba inkosi kwaJuda (1-8)

      • U-Asa uba inkosi kwaJuda (9-24)

      • UNadabi uba inkosi kwa-Israyeli (25-32)

      • UBhahasha uba inkosi kwa-Israyeli (33, 34)

1 AmaKhosi 15:1

Izikhombo Zezincwadi

  • +1Kh 12:20
  • +2Kr 13:1, 2

1 AmaKhosi 15:2

Izikhombo Zezincwadi

  • +2Kr 11:20-22

1 AmaKhosi 15:3

Imibhalo Yaphansi

  • *

    Noma, “yayingaphelele.”

1 AmaKhosi 15:4

Izikhombo Zezincwadi

  • +2Sa 7:8, 12; IHu 89:33-37; Isay 37:35; Jer 33:20, 21
  • +1Kh 11:36; 2Kr 21:7; IHu 132:13, 17

1 AmaKhosi 15:5

Izikhombo Zezincwadi

  • +2Sa 11:4, 15; IHu 51:Umbhalo ongenhla

1 AmaKhosi 15:6

Izikhombo Zezincwadi

  • +1Kh 14:30; 2Kr 12:15

1 AmaKhosi 15:7

Izikhombo Zezincwadi

  • +2Kr 13:22
  • +2Kr 13:3

1 AmaKhosi 15:8

Izikhombo Zezincwadi

  • +1 IziKr. 3:10; Mat 1:7
  • +2Kr 14:1

1 AmaKhosi 15:10

Izikhombo Zezincwadi

  • +2Kr 11:21, 22

1 AmaKhosi 15:11

Izikhombo Zezincwadi

  • +2Kr 14:2-5, 11; 15:17

1 AmaKhosi 15:12

Imibhalo Yaphansi

  • *

    Lena yinkulumo yesiHebheru okungenzeka ihlobene negama elisho “ubulongwe,” isetshenziswa njengenkulumo yokwedelela.

Izikhombo Zezincwadi

  • +Dut 23:17, 18; 1Kh 14:24; 22:45, 46
  • +1Kh 11:7; 14:22, 23

1 AmaKhosi 15:13

Imibhalo Yaphansi

  • *

    Bheka uHlu Lwezincazelo Zamagama.

Izikhombo Zezincwadi

  • +2Kr 11:18, 20
  • +Dut 7:5; 2Kh 18:1, 4; 2Kr 34:1, 4
  • +2Sa 15:23; 2Kr 15:16-18; Joh 18:1

1 AmaKhosi 15:14

Imibhalo Yaphansi

  • *

    Noma, “yayiphelele.”

Izikhombo Zezincwadi

  • +Num 33:52; Dut 12:2; 1Kh 22:41, 43

1 AmaKhosi 15:15

Izikhombo Zezincwadi

  • +1 IziKr. 26:26, 27

1 AmaKhosi 15:16

Izikhombo Zezincwadi

  • +1Kh 16:3, 12

1 AmaKhosi 15:17

Imibhalo Yaphansi

  • *

    Noma, “nokuqinisa; nokwakha kabusha.”

  • *

    Noma, “aphume noma angene endaweni ka-Asa.”

Izikhombo Zezincwadi

  • +Jos 18:21, 25
  • +2Kr 16:1-6

1 AmaKhosi 15:18

Imibhalo Yaphansi

  • *

    Noma, “nasesigodlweni.”

Izikhombo Zezincwadi

  • +2Kr 16:7

1 AmaKhosi 15:20

Izikhombo Zezincwadi

  • +2Kh 15:29
  • +Hlu 18:29; 1Kh 12:28, 29

1 AmaKhosi 15:21

Imibhalo Yaphansi

  • *

    Noma, “ukuqinisa; ukwakha kabusha.”

Izikhombo Zezincwadi

  • +1Kh 14:17; Hla 6:4

1 AmaKhosi 15:22

Imibhalo Yaphansi

  • *

    Noma, “yaqinisa; yakha kabusha.”

Izikhombo Zezincwadi

  • +Jos 21:8, 17
  • +Jos 18:21, 26; Hlu 20:1; 1Sa 7:5; Jer 40:6

1 AmaKhosi 15:23

Imibhalo Yaphansi

  • *

    Noma, “awaqinisa; awakha kabusha.”

Izikhombo Zezincwadi

  • +2Kr 16:11-14

1 AmaKhosi 15:24

Imibhalo Yaphansi

  • *

    Noma, “walala nokhokho bakhe.” Inkulumo esankondlo esho ukufa.

Izikhombo Zezincwadi

  • +1Kh 22:42; 2Kr 17:3, 4; 18:1; 19:4; Mat 1:8

1 AmaKhosi 15:25

Izikhombo Zezincwadi

  • +1Kh 14:20

1 AmaKhosi 15:26

Izikhombo Zezincwadi

  • +1Kh 14:7, 9
  • +1Kh 12:28-30; 13:33

1 AmaKhosi 15:27

Izikhombo Zezincwadi

  • +Jos 19:44, 48; 21:20, 23; 1Kh 16:15

1 AmaKhosi 15:29

Izikhombo Zezincwadi

  • +1Kh 14:9, 10

1 AmaKhosi 15:32

Izikhombo Zezincwadi

  • +2Kr 12:15

1 AmaKhosi 15:33

Izikhombo Zezincwadi

  • +1Kh 16:8

1 AmaKhosi 15:34

Izikhombo Zezincwadi

  • +1Kh 16:7
  • +1Kh 12:28-30; 13:33

Okunye

1 AmaKh. 15:11Kh 12:20
1 AmaKh. 15:12Kr 13:1, 2
1 AmaKh. 15:22Kr 11:20-22
1 AmaKh. 15:42Sa 7:8, 12; IHu 89:33-37; Isay 37:35; Jer 33:20, 21
1 AmaKh. 15:41Kh 11:36; 2Kr 21:7; IHu 132:13, 17
1 AmaKh. 15:52Sa 11:4, 15; IHu 51:Umbhalo ongenhla
1 AmaKh. 15:61Kh 14:30; 2Kr 12:15
1 AmaKh. 15:72Kr 13:22
1 AmaKh. 15:72Kr 13:3
1 AmaKh. 15:81 IziKr. 3:10; Mat 1:7
1 AmaKh. 15:82Kr 14:1
1 AmaKh. 15:102Kr 11:21, 22
1 AmaKh. 15:112Kr 14:2-5, 11; 15:17
1 AmaKh. 15:12Dut 23:17, 18; 1Kh 14:24; 22:45, 46
1 AmaKh. 15:121Kh 11:7; 14:22, 23
1 AmaKh. 15:132Kr 11:18, 20
1 AmaKh. 15:13Dut 7:5; 2Kh 18:1, 4; 2Kr 34:1, 4
1 AmaKh. 15:132Sa 15:23; 2Kr 15:16-18; Joh 18:1
1 AmaKh. 15:14Num 33:52; Dut 12:2; 1Kh 22:41, 43
1 AmaKh. 15:151 IziKr. 26:26, 27
1 AmaKh. 15:161Kh 16:3, 12
1 AmaKh. 15:17Jos 18:21, 25
1 AmaKh. 15:172Kr 16:1-6
1 AmaKh. 15:182Kr 16:7
1 AmaKh. 15:202Kh 15:29
1 AmaKh. 15:20Hlu 18:29; 1Kh 12:28, 29
1 AmaKh. 15:211Kh 14:17; Hla 6:4
1 AmaKh. 15:22Jos 21:8, 17
1 AmaKh. 15:22Jos 18:21, 26; Hlu 20:1; 1Sa 7:5; Jer 40:6
1 AmaKh. 15:232Kr 16:11-14
1 AmaKh. 15:241Kh 22:42; 2Kr 17:3, 4; 18:1; 19:4; Mat 1:8
1 AmaKh. 15:251Kh 14:20
1 AmaKh. 15:261Kh 14:7, 9
1 AmaKh. 15:261Kh 12:28-30; 13:33
1 AmaKh. 15:27Jos 19:44, 48; 21:20, 23; 1Kh 16:15
1 AmaKh. 15:291Kh 14:9, 10
1 AmaKh. 15:322Kr 12:15
1 AmaKh. 15:331Kh 16:8
1 AmaKh. 15:341Kh 16:7
1 AmaKh. 15:341Kh 12:28-30; 13:33
  • IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
  • 1
  • 2
  • 3
  • 4
  • 5
  • 6
  • 7
  • 8
  • 9
  • 10
  • 11
  • 12
  • 13
  • 14
  • 15
  • 16
  • 17
  • 18
  • 19
  • 20
  • 21
  • 22
  • 23
  • 24
  • 25
  • 26
  • 27
  • 28
  • 29
  • 30
  • 31
  • 32
  • 33
  • 34
IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
1 AmaKhosi 15:1-34

Eyokuqala YaMakhosi

15 Ngonyaka ka-18 weNkosi uJerobowamu + indodana kaNebhati, u-Abhiyamu waba yinkosi kwaJuda. + 2 Wabusa iminyaka emithathu eJerusalema. Igama likanina kwakunguMahakha + umzukulu ka-Abhishalomu. 3 Wenza izono ezifanayo nalezo uyise ayezenzile ngaphambi kwakhe, inhliziyo yakhe yayingazinikele ngokuphelele* kuJehova uNkulunkulu wakhe njengenhliziyo kaDavide ukhokho wakhe. 4 Nokho, ngenxa kaDavide, + uJehova uNkulunkulu wakhe wanika u-Abhiyamu isibani eJerusalema + ngokuvusa indodana yakhe ngemva kwakhe nangokugcina iJerusalema likhona. 5 Ngoba uDavide wenza okulungile emehlweni kaJehova, akazange aphambuke kukho konke ayemyale ngakho zonke izinsuku zokuphila kwakhe, ngaphandle kwasendabeni ka-Uriya umHeti. + 6 Kwakunempi phakathi kukaRehobowamu noJerobowamu zonke izinsuku zokuphila kwakhe. +

7 Ngokuqondene nawo wonke omunye umlando ka-Abhiyamu, konke akwenza, kulotshiwe encwadini yomlando wamakhosi akwaJuda. + Kwakunempi naphakathi kuka-Abhiyamu noJerobowamu. + 8 Ngemva kwalokho u-Abhiyamu washona, wangcwatshwa eDolobheni LikaDavide; u-Asa indodana yakhe + waba yinkosi esikhundleni sakhe. +

9 Ngonyaka ka-20 wokubusa kukaJerobowamu inkosi yakwa-Israyeli, u-Asa waba yinkosi kwaJuda. 10 Wabusa iminyaka engu-41 eJerusalema. Igama likagogo wakhe kwakunguMahakha + umzukulu ka-Abhishalomu. 11 U-Asa wenza okulungile emehlweni kaJehova, + njengoDavide ukhokho wakhe. 12 Waxosha izifebe zesilisa zasethempelini ezweni + wasusa nazo zonke izithixo ezinyanyekayo* okhokho bakhe ababezenzile. + 13 Wasusa ngisho nogogo wakhe uMahakha + esikhundleni sakhe sokuba yindlovukazi, ngoba wayenze isithixo esinengekayo ukuze sisetshenziswe ekukhonzeni isigxobo esingcwele.* U-Asa wasigawula isithixo sakhe esinengekayo + wasishisa eSigodini SaseKidroni. + 14 Kodwa izindawo eziphakeme azizange zisuswe. + Noma kunjalo, inhliziyo ka-Asa yayizinikele ngokuphelele* kuJehova kukho konke ukuphila kwakhe. 15 Wangenisa endlini kaJehova izinto yena noyise ababezenze zaba ngcwele—isiliva, igolide nezinto ezihlukahlukene. +

16 Kwakuhlale kunempi phakathi kuka-Asa noBhahasha + inkosi yakwa-Israyeli. 17 Ngakho uBhahasha inkosi yakwa-Israyeli wakhuphuka wahlasela uJuda waqala nokwakha* iRama, + ukuze angavumeli muntu ukuba aphume noma angene ku-Asa* inkosi yakwaJuda. + 18 U-Asa wabe esethatha lonke isiliva negolide elalisele endlini yengcebo kaJehova nasendlini* yengcebo yenkosi walinika izinceku zakhe. Ngemva kwalokho iNkosi u-Asa yazithuma kuBheni-hadadi indodana kaThabhirimoni indodana kaHeziyoni, inkosi yaseSiriya, + owayehlala eDamaseku, yathi: 19 “Kukhona isivumelwano phakathi kwami nawe naphakathi kukababa noyihlo. Ngikuthumelela isipho sesiliva negolide. Woza uzophula isivumelwano sakho noBhahasha inkosi yakwa-Israyeli, ukuze angiyeke.” 20 UBheni-hadadi wayilalela iNkosi u-Asa, wathumela izinduna zamabutho akhe ukuba ziyolwa namadolobha akwa-Israyeli, zanqoba i-Ijoni, + uDani, + i-Abela-bheti-mahakha, lonke iKhinereti nalo lonke izwe lakwaNafetali. 21 Lapho uBhahasha ezwa ngakho, wayeka ngokushesha ukwakha* iRama waqhubeka ehlala eTiriza. + 22 INkosi u-Asa yabe isibiza wonke uJuda—akekho noyedwa owasala—bathatha amatshe nezingodo ezaziseRama uBhahasha ayekade akha ngakho, iNkosi u-Asa yakha* ngakho iGeba + kwaBhenjamini neMispa. +

23 Ngokuqondene nawo wonke omunye umlando ka-Asa, wonke amandla akhe nakho konke akwenza namadolobha awakha,* kulotshiwe encwadini yomlando wamakhosi akwaJuda. Kodwa lapho esegugile waphathwa yisifo sezinyawo. + 24 Ekugcineni u-Asa washona* wangcwatshwa kanye nabo eDolobheni LikaDavide ukhokho wakhe; uJehoshafati + indodana yakhe waba yinkosi esikhundleni sakhe.

25 UNadabi + indodana kaJerobowamu waba yinkosi phezu kuka-Israyeli ngonyaka wesibili wokubusa kuka-Asa inkosi yakwaJuda, wabusa phezu kuka-Israyeli iminyaka emibili. 26 Wayelokhu enza okubi emehlweni kaJehova, wahamba endleleni kayise + nasesonweni sakhe onisa ngaso u-Israyeli. + 27 UBhahasha indodana ka-Ahiya wendlu ka-Isakare wamakhela uzungu, uBhahasha wambulala eGibhethoni, okwakungelamaFilisti, ngesikhathi uNadabi no-Israyeli wonke bevimbezele iGibhethoni. + 28 Ngakho uBhahasha wambulala ngonyaka wesithathu wokubusa kuka-Asa inkosi yakwaJuda, waba yinkosi esikhundleni sakhe. 29 Ngokushesha nje lapho eba yinkosi, wayibulala yonke indlu kaJerobowamu. Akavumelanga ukuba kusale ngisho noyedwa ophefumulayo ongokaJerobowamu; wababhuqa bonke ngokuvumelana nezwi uJehova ayelikhulume ngenceku yakhe u-Ahiya waseShilo. + 30 Lokhu kwakungenxa yezono uJerobowamu azenza nabangela u-Israyeli ukuba azenze nangenxa yokuthi wayecasule uJehova uNkulunkulu ka-Israyeli. 31 Ngokuqondene nawo wonke omunye umlando kaNadabi, konke akwenza, kulotshiwe encwadini yomlando wamakhosi akwa-Israyeli. 32 Kwakuhlale kunempi phakathi kuka-Asa noBhahasha inkosi yakwa-Israyeli. +

33 Ngonyaka wesithathu wokubusa kuka-Asa inkosi yakwaJuda, uBhahasha indodana ka-Ahiya waba yinkosi eTiriza phezu kwawo wonke u-Israyeli, wabusa iminyaka engu-24. + 34 Kodwa wenza okubi emehlweni kaJehova, + wahamba endleleni kaJerobowamu nasesonweni sakhe onisa ngaso u-Israyeli. +

Zulu Publications (1975-2025)
Phuma
Ngena
  • IsiZulu
  • Thumela
  • Okukhethayo
  • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
  • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
  • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • JW.ORG
  • Ngena
Thumela