Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • UmShumayeli 8
  • IBhayibheli ImiBhalo Engcwele

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

UmShumayeli Okuphakathi

      • Ukubuswa umuntu onesono (1-17)

        • Lalela imiyalo yenkosi (2-4)

        • Ukubusa komuntu kuyalimaza (9)

        • Lapho isigwebo singakhishwanga ngokushesha (11)

        • Yidla, uphuze, ujabule (15)

UmShumayeli 8:1

Imibhalo Yaphansi

  • *

    Noma, “incazelo yendaba?”

UmShumayeli 8:2

Izikhombo Zezincwadi

  • +IzA 24:21, 22; Rom 13:1; Tit 3:1; 1Pe 2:13
  • +2Sa 5:3

UmShumayeli 8:3

Izikhombo Zezincwadi

  • +Shu 10:4
  • +1Kh 1:5, 7; IzA 20:2

UmShumayeli 8:4

Izikhombo Zezincwadi

  • +1Kh 2:24, 25

UmShumayeli 8:5

Imibhalo Yaphansi

  • *

    Noma, “nokwahlulela.”

Izikhombo Zezincwadi

  • +Rom 13:5; 1Pe 3:13
  • +1Sa 24:12, 13; 26:8-10; IHu 37:7

UmShumayeli 8:6

Imibhalo Yaphansi

  • *

    Noma, “nokwahlulela.”

Izikhombo Zezincwadi

  • +Shu 3:17

UmShumayeli 8:8

Imibhalo Yaphansi

  • *

    Noma, “komoya ophefumulwayo; komoya ovunguzayo.”

  • *

    Noma kungaba, “nobubi babo ngeke bubasindise ababi.”

Izikhombo Zezincwadi

  • +IHu 89:48

UmShumayeli 8:9

Izikhombo Zezincwadi

  • +Eks 1:13, 14; Mik 7:3

UmShumayeli 8:10

Izikhombo Zezincwadi

  • +IzA 10:7

UmShumayeli 8:11

Izikhombo Zezincwadi

  • +IHu 10:4, 6
  • +1Sa 2:22, 23

UmShumayeli 8:12

Izikhombo Zezincwadi

  • +IHu 34:9; 103:13; 112:1; Isay 3:10; 2Pe 2:9

UmShumayeli 8:13

Izikhombo Zezincwadi

  • +IHu 37:10; Isay 57:21
  • +Job 24:24

UmShumayeli 8:14

Imibhalo Yaphansi

  • *

    Noma, “ecasulayo.”

Izikhombo Zezincwadi

  • +Shu 7:15
  • +IHu 37:7; 73:12

UmShumayeli 8:15

Izikhombo Zezincwadi

  • +IHu 100:2
  • +Shu 2:24; 3:12, 13

UmShumayeli 8:16

Imibhalo Yaphansi

  • *

    Noma kungaba, “abantu baze bangalali emini noma ebusuku.”

Izikhombo Zezincwadi

  • +Shu 1:13; 7:25

UmShumayeli 8:17

Izikhombo Zezincwadi

  • +Shu 3:11; Rom 11:33
  • +Job 28:12; Shu 7:24; 11:5

Okunye

UmSh. 8:2IzA 24:21, 22; Rom 13:1; Tit 3:1; 1Pe 2:13
UmSh. 8:22Sa 5:3
UmSh. 8:3Shu 10:4
UmSh. 8:31Kh 1:5, 7; IzA 20:2
UmSh. 8:41Kh 2:24, 25
UmSh. 8:5Rom 13:5; 1Pe 3:13
UmSh. 8:51Sa 24:12, 13; 26:8-10; IHu 37:7
UmSh. 8:6Shu 3:17
UmSh. 8:8IHu 89:48
UmSh. 8:9Eks 1:13, 14; Mik 7:3
UmSh. 8:10IzA 10:7
UmSh. 8:11IHu 10:4, 6
UmSh. 8:111Sa 2:22, 23
UmSh. 8:12IHu 34:9; 103:13; 112:1; Isay 3:10; 2Pe 2:9
UmSh. 8:13IHu 37:10; Isay 57:21
UmSh. 8:13Job 24:24
UmSh. 8:14Shu 7:15
UmSh. 8:14IHu 37:7; 73:12
UmSh. 8:15IHu 100:2
UmSh. 8:15Shu 2:24; 3:12, 13
UmSh. 8:16Shu 1:13; 7:25
UmSh. 8:17Shu 3:11; Rom 11:33
UmSh. 8:17Job 28:12; Shu 7:24; 11:5
  • IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
  • 1
  • 2
  • 3
  • 4
  • 5
  • 6
  • 7
  • 8
  • 9
  • 10
  • 11
  • 12
  • 13
  • 14
  • 15
  • 16
  • 17
IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
UmShumayeli 8:1-17

UmShumayeli

8 Ubani onjengomuntu ohlakaniphile? Ubani owazi isisombululo senkinga?* Ukuhlakanipha komuntu kuyabonakala ebusweni bakhe. Ubuso bakhe obuhwaqabele buyashintsha bujabule.

2 Ngithi: “Lalela imiyalo yenkosi + ngenxa yesifungo osenze kuNkulunkulu. + 3 Ungajahi ukuphuma phambi kwayo. + Ungayisekeli into embi; + ngoba ingenza noma yini eyithandayo, 4 ngoba izwi lenkosi yilo eligcinayo; + ubani ongathi kuyo: ‘Wenzani?’ ”

5 Ogcina umyalo ngeke abhekane nenhlekelele, + nenhliziyo ehlakaniphile iyosazi isikhathi esifanele nenqubo* efanele. + 6 Ngoba kukhona isikhathi nenqubo *+ yazo zonke izindaba, ngoba izinkathazo zabantu ziningi kakhulu. 7 Njengoba kungekho owaziyo ukuthi kuyokwenzekani, ubani ongamtshela ukuthi kuyokwenzeka kanjani?

8 Njengoba nje kungekho muntu onamandla ngaphezu komoya* noma ongawuvimba, akekho onamandla okumelana nosuku lokufa. + Njengoba nje kungekho muntu okhululwayo empini, nobubi ngeke bubavumele abenzi bokubi ukuba baphunyuke.*

9 Konke lokhu ngikubonile, ngagxilisa inhliziyo yami kuwo wonke umsebenzi oye wenziwa phansi kwelanga, phakathi nesikhathi umuntu abuse ngaso omunye umuntu kwaba ukulimala kwakhe. + 10 Ngibabonile ababi bengcwatshwa, labo ababengena bephuma endaweni engcwele, kodwa balitshalwa ngokushesha edolobheni ababekwenza kulo lokho. + Nalokhu futhi kuyize.

11 Ngenxa yokuthi isigwebo sesenzo esibi asikhishwanga ngokushesha, + inhliziyo yabantu iba nesibindi sokwenza okubi. + 12 Nakuba isoni singenza okubi kayikhulu kodwa siqhubeke siphila isikhathi eside, ngiyaqaphela ukuthi kuyobahambela kahle labo abesaba uNkulunkulu weqiniso, ngoba bayamesaba. + 13 Kodwa ngeke kumhambele kahle omubi, + ngeke azelule izinsuku zakhe ezinjengethunzi + ngoba akamesabi uNkulunkulu.

14 Kukhona into eyize* eyenzeka emhlabeni: Kunabantu abalungile abaphathwa njengokungathi benza okubi, + futhi kukhona abantu ababi abaphathwa njengokungathi benza okulungile. + Ngithi nalokhu futhi kuyize.

15 Ngakho ngathi makujatshulwe, + ngoba akukho lutho olungcono ngomuntu ngaphansi kwelanga kunokuba adle aphuze ajabule; lokhu kufanele akwenze njengoba esebenza kanzima ngezinsuku zokuphila kwakhe, + uNkulunkulu weqiniso amnika zona phansi kwelanga.

16 Ngenza inhliziyo yami yagxila ekutholeni ukuhlakanipha nokuba ngibone wonke umsebenzi owenziwa emhlabeni, + ngaze ngangalala ubusuku nemini.* 17 Ngabe sengicabanga ngawo wonke umsebenzi kaNkulunkulu weqiniso, ngabona ukuthi abantu ngeke bakuqonde okwenzeka phansi kwelanga. + Noma abantu bangazama kanzima kangakanani, ngeke bakuqonde. Ngisho noma bethi bahlakaniphe ngokwanele ukuba bazi, ngeke bakwazi ukukuqonda. +

Zulu Publications (1975-2025)
Phuma
Ngena
  • IsiZulu
  • Thumela
  • Okukhethayo
  • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
  • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
  • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • JW.ORG
  • Ngena
Thumela