Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • Mathewu 3
  • IBhayibheli ImiBhalo Engcwele

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

Mathewu Okuphakathi

      • UJohane uMbhapathizi uyashumayela (1-12)

      • Ukubhapathizwa kukaJesu (13-17)

Mathewu 3:1

Izikhombo Zezincwadi

  • +Joh 1:6
  • +Mar 1:3, 4; Luk 3:3-6

Mathewu 3:2

Izikhombo Zezincwadi

  • +Mat 4:17

Mathewu 3:3

Imibhalo Yaphansi

  • *

    Bheka iSithasiselo A5.

Izikhombo Zezincwadi

  • +Mar 1:2; Joh 1:23
  • +Isay 40:3

Mathewu 3:4

Izikhombo Zezincwadi

  • +2Kh 1:8
  • +Mar 1:6

Mathewu 3:5

Izikhombo Zezincwadi

  • +Mar 1:5

Mathewu 3:6

Imibhalo Yaphansi

  • *

    Noma, “wayebacwilisa.”

Izikhombo Zezincwadi

  • +Mar 1:9

Mathewu 3:7

Izikhombo Zezincwadi

  • +Mar 12:18; Luk 7:30
  • +Mat 12:34
  • +Mat 23:33; Luk 3:7-9; 21:23

Mathewu 3:9

Izikhombo Zezincwadi

  • +Joh 8:33, 39

Mathewu 3:10

Izikhombo Zezincwadi

  • +Mat 7:19; Luk 13:6-9

Mathewu 3:11

Izikhombo Zezincwadi

  • +IzE 19:4
  • +Joh 1:15, 27
  • +Mar 1:7, 8; Joh 1:33; IzE 2:1, 4; 1Ko 12:13
  • +Luk 3:16, 17

Mathewu 3:12

Imibhalo Yaphansi

  • *

    Indawo yokuhlunga okusanhlamvu.

Izikhombo Zezincwadi

  • +Mal 4:1

Mathewu 3:13

Izikhombo Zezincwadi

  • +Mar 1:9

Mathewu 3:16

Izikhombo Zezincwadi

  • +Luk 3:21
  • +Isay 11:2; Mar 1:10, 11; Luk 4:18; Joh 1:32

Mathewu 3:17

Izikhombo Zezincwadi

  • +Joh 12:28
  • +IHu 2:7; Luk 9:35
  • +Isay 42:1; Mat 17:5; Luk 3:22

Okunye

Math. 3:1Joh 1:6
Math. 3:1Mar 1:3, 4; Luk 3:3-6
Math. 3:2Mat 4:17
Math. 3:3Mar 1:2; Joh 1:23
Math. 3:3Isay 40:3
Math. 3:42Kh 1:8
Math. 3:4Mar 1:6
Math. 3:5Mar 1:5
Math. 3:6Mar 1:9
Math. 3:7Mar 12:18; Luk 7:30
Math. 3:7Mat 12:34
Math. 3:7Mat 23:33; Luk 3:7-9; 21:23
Math. 3:9Joh 8:33, 39
Math. 3:10Mat 7:19; Luk 13:6-9
Math. 3:11IzE 19:4
Math. 3:11Joh 1:15, 27
Math. 3:11Mar 1:7, 8; Joh 1:33; IzE 2:1, 4; 1Ko 12:13
Math. 3:11Luk 3:16, 17
Math. 3:12Mal 4:1
Math. 3:13Mar 1:9
Math. 3:16Luk 3:21
Math. 3:16Isay 11:2; Mar 1:10, 11; Luk 4:18; Joh 1:32
Math. 3:17Joh 12:28
Math. 3:17IHu 2:7; Luk 9:35
Math. 3:17Isay 42:1; Mat 17:5; Luk 3:22
  • IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
  • 1
  • 2
  • 3
  • 4
  • 5
  • 6
  • 7
  • 8
  • 9
  • 10
  • 11
  • 12
  • 13
  • 14
  • 15
  • 16
  • 17
IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
Mathewu 3:1-17

NgokukaMathewu

3 Ngalezo zinsuku uJohane + uMbhapathizi wafika eshumayela + ehlane laseJudiya, 2 ethi: “Phendukani ngoba uMbuso wamazulu ususondele.” + 3 Eqinisweni, lona nguye okwakhulunywa ngaye ngo-Isaya umprofethi + ngala mazwi: “Kukhona omemeza ehlane ethi, ‘Lungisani indlela kaJehova!* Yenzani izindlela zakhe ziqonde.’ ” + 4 UJohane wayegqoke izembatho zoboya bekamela efake nebhande lesikhumba okhalweni. + Ukudla kwakhe kwakuyizintethe noju lwezinyosi zasendle. + 5 Abantu baseJerusalema nakulo lonke iJudiya nezwe lonke elizungeze iJordani babephuma baye kuye, + 6 wayebabhapathiza* eMfuleni iJordani, + bevuma izono zabo obala.

7 Lapho ebona abaningi kubaFarisi nakubaSadusi + bezobhapathizwa, wathi kubo: “Nzalo yezinyoka, + ubani onixwayise ukuba nibalekele ulaka oluzayo? + 8 Ngakho-ke thelani izithelo ezibonisa ukuphenduka. 9 Ningazitsheli ukuthi, ‘Ubaba wethu ngu-Abrahama.’ + Ngoba ngithi kini uNkulunkulu uyakwazi ukuvezela u-Abrahama abantwana kula matshe. 10 Imbazo isibekiwe empandeni yezihlahla. Ngakho zonke izihlahla ezingatheli izithelo ezinhle zizogawulwa ziphonswe emlilweni. + 11 Mina nginibhapathiza ngamanzi ngenxa yokuphenduka kwenu + kodwa lowo oza emva kwami, engingakufanelekeli ukukhumula izimbadada zakhe, + unamandla kunami. Yena uzonibhapathiza ngomoya ongcwele + nangomlilo. + 12 Uphethe ifosholo lokuhlunga, uyosihlanza sonke isibuya* sakhe, abuthele ukolweni wakhe enqolobaneni kodwa amakhoba uyowashisa ngomlilo + ongacimeki.”

13 Khona-ke uJesu wasuka eGalile waya kuJohane eJordani, ukuze abhapathizwe nguye. + 14 Kodwa uJohane wazama ukumenqabela, ethi: “Yimi odinga ukubhapathizwa nguwe kodwa wena uza kimi?” 15 UJesu wamphendula wathi: “Ungangenqabeli ngoba kufanelekile ngathi ukuba sifeze konke okulungile ngale ndlela.” Wabe eseyeka ukumenqabela. 16 Ngemva kokubhapathizwa, uJesu wakhuphuka ngokushesha emanzini; bheka! amazulu avuleka + wabona umoya kaNkulunkulu wehla njengejuba uza phezu kwakhe. + 17 Bheka! Izwi elivela emazulwini + lathi: “Lo yiNdodana yami + ethandekayo, engiyamukele.” +

Zulu Publications (1975-2025)
Phuma
Ngena
  • IsiZulu
  • Thumela
  • Okukhethayo
  • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
  • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
  • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • JW.ORG
  • Ngena
Thumela